KZN TODAY

KZN TODAY KZN TODAY provides breaking news, insightful analysis and productive dialogue about local politics.

❗️
04/09/2026

❗️

04/09/2026

Amaphoyisa abophe uzakwabo namhlanje ekuseni e Secunda eMpumalanga. Lokhu kuyingxenye yomsebenzi wokubopha abasolwa okubikwa ukuthi bayathinteka ezigamekweni zokudunwa kwamaloli athwala u-Diesel kulesifundazwe. Leliphoyisa liboshwe ngesikhathi lifika emsebenzini. Thola udaba olugcwele ngehora lesihlanu ntamabama ku Mzansi Wethu chaneel163.

03/09/2026

Makoti waseMalawi

03/09/2026

Usisi wase Bizana e-EASTERN CAPE oshadele e-MALAWI uthuka amaSouth Africans ngenxa yokuthi axosha abokufika kuleli

Umeya kumasipala kwaMaphumulo uMatozi Dlamini uchitha imbiko ethi uthole imali engu R1 million ukuze kunikwe inkampani i...
03/09/2026

Umeya kumasipala kwaMaphumulo uMatozi Dlamini uchitha imbiko ethi uthole imali engu R1 million ukuze kunikwe inkampani i-JASIR GROUP umsebenzi kulomkhandlu.

Udaba lombango wethenda phakathi kamasipala, iJASIR GROUP elafakwa inkampani IMACENGE SECURITY kumanje lusenkantolo kodwa lomasipala uphinde wanika iJASIR u 3 months wokuthi isebenze

Lombango usudale nokuthi amakhansela amaqembu aphikisayo adube imihlangano yomkhandlu.

Usejoyine I-ACTION SA ukhansela we-ANC wakaward 19 eMhlathuze uThamsanqa Ntuli.Ubuholi baleliqembu liphinde lamemezela n...
03/09/2026

Usejoyine I-ACTION SA ukhansela we-ANC wakaward 19 eMhlathuze uThamsanqa Ntuli.

Ubuholi baleliqembu liphinde lamemezela nokuthi uNtuli uyi Mayoral Candidate eCity of uMhlathuze.

03/09/2026
Angsazike😂😂😂
03/09/2026

Angsazike😂😂😂

❗️🤣
03/09/2026

❗️🤣

Amaphoyisa  aqinisekise ukuxoshwa kukaMajor General Feroz Khan eMnyangweni Wamaphoyisa.UKhan uthathwe njengomuntu osuxos...
03/09/2026

Amaphoyisa aqinisekise ukuxoshwa kukaMajor General Feroz Khan eMnyangweni Wamaphoyisa.

UKhan uthathwe njengomuntu osuxoshiwe ngokomthetho ngemuva kokwehluleka ukuvela phambi kweKhomishana kaMadlanga.

I-SAPS ithe lokhu kukhombisa ukuzibophezela kwayo ekuziphatheni ngendlela efanele, ekuziphenduleleni nasekulandeleni imithetho futhi yagcizelela ukuthi akukho phoyisa, kungakhathalekile isikhundla salo, elingaphezu komthetho noma kwemithetho yokuqondiswa kwezigwegwe.

Njengoba lolu daba l**e yingxenye yezinqubo zasenkantolo, i-SAPS ithe izoqhubeka nokuhlonipha izinqumo zezinkantolo futhi inikeze olunye ulwazi uma kuvumelekile ngokomthetho.

Address

KwaZulu Natal
Durban
4001

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when KZN TODAY posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share