Sne Mnguny

Sne Mnguny Radio presenter to be �poetry� business owners �

29/08/2023

Kulula ukhuluma noma yini if into ingaqondene nawe....and kulula nokuthathizinqumo ezinzima uzibone zilula mungazithatheli wena🥺😭.

12/06/2023

Why Ubungani Bama
Ntombazane Bunga Last😭♥️?

Open discussion

11/06/2023

Ngidinga abangani abasha🥺labenginabo abaphani imali😭🤣🤣🤣

08/06/2023

Yini le eyake yenzeka kuwena uphàmbi kwabantu 🥱🙄 babona o kwabona wena wedwa 🥺🤣🤣🤣

08/06/2023

If besine chance yokuvusa abantu abangasekho emhlabeni ...ubungavusa bani and why yena?

Send a message to learn more

08/06/2023

-: One thing umuntu owawu thandana naye akwenza yona ongeke uyikhohlwe🥺❓

Open discussion

07/06/2023

The hardest part about growing up is that the show must go on. You could be going through the roughest patches, the lowest of lows, the basements of rock bottom with no signs of light. You still have to show up, act your part and be good at it.🥲

07/06/2023

Ezinye izinto you only understand when it happens to you. You will go around judging people for their decisions until it’s your turn. Kuyoksiza ukuthi uthule uyeke ukwahlulela abantu just because it doesn’t make sense to you .

29/05/2023

Umuphi umshado obalulekile nongenazo izindleko ezinkulu owesizulu nowesilungu🥺

Ekubalekela izindleko ngokucabanga kwakho mele kwenziwenjani?

29/05/2023

Umshado omukhulu uyizindleko ,ezenza abantu abashadile bangabi nayo injabulo eyanele emshwadweni wabo bangcina sebengenamali ngenxa yezikweletu .

Uthini umbono wakho ...askhulume ?

29/05/2023

BE CAREFULL GUYS ....
akusekho safe langaphandle 😥lento yokulahleka kwabantu ....abanye abatholakali 😭. Abanye batholakala sebefile ,abanye batholakale sebengenazo icubu zomzimba eziphelele 😭.Iyathusa lento and ngathi sekumandla kwabesilisa ngathisekwibona abalahleka kakhulu mubheka ama post esinokuhlangana nawo la kuma social media 🙄. Kwaqala kwabantu besifazane nezingane manje sekulahleka yonke i gender😢😰okushwaqisayo kakhulu ilokhu kokutshotshwa kwezingane ezibhendlela ☹️umama umzale kanhle umtwana wakhe ephila kuqanjwamanga kuthiwa akakwazanga ukuphila ....bangamubonisi ngisho nesdumbu ukuthi azidelise ukuthi unganeyakhe ithule ngampela kanti sekuyocuywa icubu 😭 .kade sisathuswa eyama pads asebenzile antshotshwayo kuma dumping site okuthiwa aneyinhlanhla . laze labola izwe futhi kumandla e KZN musubheka kahle eThekwini khona ngathi kuyabukisa ngampela ☹️ ...be carefull guys and pray🧎‍♂️🧎🏼‍♀

29/05/2023

ASIBONISANENI😊

Iyiphi inkinga obhekene nayo njengamanje .
Ongazi izoyixazulula kanjani ?

Address

Dorothy Nyembe Street
Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sne Mnguny posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Sne Mnguny:

Share

Category