Abalaleli bomsakazo Ukhozi FM

Abalaleli bomsakazo Ukhozi FM M.

13/07/2025

Paul Mashatile president
Senzo Mchunu. Vice President

Iyonanto abayesabayo le ingakho ebekwa amacala

Umbono wam

12/07/2025

Ngokubona kwam inetulo phakathi lento ka comrade Sen,o Mchunu

I Stellenbosch mafia asisawadingi amaZulu ezikhundleni eziphezulu Ku ANC ebusa izwe ngoba babona bejikelwa uZuma manje sebebekwa amacala basuswe masekufanele benyuke

uMchunu usethubeni lokuba isekela mongameli, sebemsusa kusemanje

11/07/2025

Ngicela ningipha inamba ka WhatsApp ( dankie 12- 15) Zimdollar noSfiso plz🙏

11/07/2025

Sanibonani🖐️

OKhozini FM uthanda luphi uhlelo kakhulu? Uluthandiswa yini?

13/03/2024

Kwabuhlungu BAFETHU ngidlulisa ukudabuka KU Mandeni Kanye nabasakazi ngingabakhohlwa abalaleli ngcela ukutomula kuleli Ves.Isaah 57 ves 1

20/02/2024

IThala bank

20/02/2024

Sanibonani balaleli bomsakazo wokhozi olundizela kuzo Zonke indawo zeningozimu Africa.

Gama lam Bongiwe Mbona bengisacela usizo kwabangasiza ningizamise okuyitohwan nje.

Angikhethile nom kunga hlobo luni ngafa Bantu benkosi lumxakeka kengimgazi nom ngithathen ngihlamgamise nan kuze kuye ibhodwe eziko nhiuacela makukhona onganosizo kuze ngikwazi ukuphila 🙏

19/02/2024

Sanibonani balaleli bomsakazo UKhozi fm

ngcela umsebenzi noma owani I won't even mind cleaning or working on a spaza shop please... Ngyawudinga umsebenzi ngike ngilale ngingadlile kwesinye isikhathi.. ngyacela

18/02/2024

Sanibonani nonke ekhaya okhozini fm

Ngicela ukungazisho igama ngidinga usizo lwezimbuzi ezimbili nginengane ethwasayo anginalutho ngiyacela abantu bangilekelele nkosi yami ngilidinga kakhulu usizo nengane unestress manje kanti incane ino 17 years, ngiyacela🙏

18/02/2024

Iziphi izinkinga ezikhona ngokuthandana nomuntu othwele?

Hi

Ngicela ungangivezi mina ngake ngathandana nomntu othwele and uyaziwa loyomntu udumile uyacula but angeke ngiveze ukuthi ucula luphi uhlobo lomculo ,shuthi ke njalo nje mayengibuzile sizokwenza isex emontweni yakhe ,or siyenzele esikhotheni ,and wayengifuna njalo mangikuma periods,esenze wabamba nedate yami and wayenza sure ukuthi uyangibona and siyalala ,sibhusile ke 🥺 ngibekezele cz wayengipha imali ngifunda ngayo ,kuhambe kwahamba ngagcina sengihlezi nginento ehambayo esinyeni ,engathi ngoyasikwa,ngophe nje ngingaqedi lapho ke wayesengibhampela ,ngahamba ngaya komnye ubaba wangitshela ukuthi ubengilalisa nenyika yakhe 🥺 and enye into eyayingenza ngisole wayengibuza njalo ngabo 12:00 siyohlala ngasemfuleni siyenzele khona osex

18/02/2024

Sanibona kubalaleli bokhozi fm igama lami Nomusa Gumede EMlazi ngicela nigfunise izingane zomfowethu ongasekho uThemba Gumede amagama abo Zamani,,uSthembile,uNtombehle,uBuhle bahlala ezindaweni ezahlukene eMshwati nase Faye aunti wabo lo ngyabonga

17/02/2024

Phambili gesikhondlakhondla somsakazo lekelela
Mbata awu sinekinga yomgwaqo osuka eSamungu uzuyofika etown eShowe kakuhambeki kwaBus kanti ilona elisisizayo libuza kangcono kunezimoto aMaveni esihamba ngawo

Address

Durban

Telephone

+27791494631

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Abalaleli bomsakazo Ukhozi FM posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Abalaleli bomsakazo Ukhozi FM:

Share

Category