Fast News SA

Fast News SA We provide valid, reliable & latest news occuring within SA.We expose smallest crimes occuring in small townships.Stay tuned & stay alert!

11/10/2020

Page Under Construction ⚠️

uNomcebo Zikode Ubonga unina Ngalengoma Eyenza Izimanga(Jerusalema)Uma kukhulunywa ngengoma ethi "Jerusalema" esidume um...
08/10/2020

uNomcebo Zikode Ubonga unina Ngalengoma Eyenza Izimanga(Jerusalema)

Uma kukhulunywa ngengoma ethi "Jerusalema" esidume umhlaba wonke,ifikelwa injabulo intokazi yaKwaZulu Natal ngemisebenzi kanina.

UNomcebo Zikode wase Hammarsdale ocula no Master KG ingoma ethi "Jerusalema" nosekhiphe i-Album ethi "Xola Moya Wami" uveza ukuthi ukube unina wayengekho ngabe kade ayikhohlwa indaba yomculo.


πŸ‡ΏπŸ‡¦
πŸ™

Kutholwe Izidumbu Zabesifazane KwaDabeka.Basabambe ongezansi abahlali bakwaDabeka kwa-F emuva kokutholakala kwezidumbu e...
08/10/2020

Kutholwe Izidumbu Zabesifazane KwaDabeka.

Basabambe ongezansi abahlali bakwaDabeka kwa-F emuva kokutholakala kwezidumbu ezimbili esengane nowesifazane izolo(07 October 2020)

Zombili lezidumbu zitholakale ehlathini eduze nomfula(uMngeni)lapho kulahlwa khona imfucuza.Isidumbu sowesifazane besinendandatho emunweni wesobunxele.

Isidumbu sowesifazane besinemivimbo umzimba wonke okukhombisa ukuthi ubeshawa.Isidumbu semgane sona besiklinywe ngentambo entanyeni.

Amaphoyisa asaphenya kusho u-Colonel Thembeka Mbele obekhulumela abomthetho.






Report crime @08600 10111

Address

Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Fast News SA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Fast News SA:

Share