NUZ News PAPER

NUZ News PAPER Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from NUZ News PAPER, Media/News Company, Durban.

24/10/2023

Hawu Gulukudu sabuya eNUZ baphi laba ababethi leliphepha alisekho manje selizotholakala ezitolo mahhala hha

31/12/2022

IBE IMPUMELELO IMIDLALO YASE ILENGE.
MNTAMBO MTHANDENI.
Akengishayele ihlombe imidlalo yase Msinga ngaphansi kuka sosesheni wakhona ILENGE ASSOCIATION lapho kudlalwa khona ibhola lezinyawo kanye nelamantombazane(netball).Noma isimo ezindaweni eziningi besingavumi ngenxa yemvula kodwa ILENGE ASSOCIATION iyona kuphela ekwazile ukudlala kulesiya simo sezimvula ebezikhona izwe lonke sibongele iThulisa ephinde yaba ompetha nakulonyaka kulandela ukty ibe ompetha banyakenye lapho abashaya khona iComeboys FC ngegoli elilodwa eqandeni umlando uziphindile fty beshaya yona fty iComeboys ngegoli likaBafana Thusi.Okhale wemuka ne golden boot uSyamdumisa Zulu wayo iThulisa ngokushaya amagoli amahlanu,kanti iMan of the match ku final kube uBongani(BOBO)Kama kwazothi eye player of the tournament kube uMashonisa we Carnabus fc goalplayer of the tournament Bhekumuzi weThulisa amaqembu abeyishumi neshlanu ebengenele lo mqhudelwano,ongusihlalo wale midlalo uMnu Norman Mkhize ubonge ukuzinikela kwabantu base Lenge noma isimo besingavumi kodwa bama kwaze kwasekugcineni.

21/11/2022

ISO LEZWE CUP BEZIBUYA KULE WEEKEND.

27/10/2022

KUZOVULWA IMINI LEAGUE EZIMELE KA U-11 KWA L.

24/10/2022

IFUTURE STARS IDLULELE PHAMBILI KWEYE BUILD IT EMLAZI KU U-13.

24/10/2022

SGCINO COSMOS(0) V/S (0) TROUBLE TIGERS.

24/10/2022

SGCINO COSMOS(0) V/S (5)LIONS FC.

24/10/2022

ISHAWE NGEMBUDLE YAMAHLANU EQANDENI ISGCINO COSMOS ESIDLALELWA NGABAFANA BE TEN TEN FC SIBULAWA AMA LION.

23/10/2022

ISIKAZA UKUMBUYISELA EKHAYA I EXPERIENCE FC YASEMKHOMAZI EBIMLANDE EMSINGA.

23/10/2022

IHLUKENE NOMQEQESHI WAYO IDURBAN PIONEER EMVA KOKUDLIWA IZOLO NGEMIZUZU YOKUGCINA IDLIWA IFRIENDS FC.

17/10/2022

USESISHIYE PHANSI ISIKHUNDLA SAKHE KU LFA WASE MLAZI U WARREN MSOMI.

17/10/2022

SIPHENDULE AMATAFULA ISGCINO COSMOS SISHAYELA EKHAYA IMANGOSUTHU NGO 3-2 KOWE LEAGUE.

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when NUZ News PAPER posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share