Mkhazini skity comedy

Mkhazini skity comedy Acting boys

22/01/2024

👩‍🦰Amahloni kimi umfana elanda ibele ekhwapheni efuna ukulincela.😭

29/12/2023

📍💔💔💔💔💔
Umxoshe kini or kwakho ebsuku umtanomuntu ngoba sekufike lo omthandayo....Yena ubuhambisa iskhathi ngaye ....Ek'seni uzwe kuthiwa kunomuntu otholakele eshonile kubonakala ukuthi uqale wadlwengulwa waseya bulawa walahlwa es'khotheni.....Ngenkathi eza kuwe wayebatshelile abangani bakhe,wababonisa nes'thombe sakho enziwa uthando nenjabulo yokuba nawe.

Afike amaphoyisa kuwe phela nguwena i main suspect ....Ahlolwe umufi kutholakale ama Sperms akho,angithi wazijabulisa ngaye before kufika omthandayo.....Kwenziwe i DNA ama results a match(e) akhombe wena uqale ubuyelwe ingqondo seku late ......Uzame ukuchaza kungabi nomuntu okukholwayo,yonke i Evidence ikhomba wena .....Ugqigqe e Court ugcine utholakala unecala le R**e and Murder nokukhusela lezigebengu owenza nazo lomkhuba.

Le cherry yakho iqhubeke nabanye ijole isho nokuthi angeke ilinde ibhantinti engalaz liyophuma nini ejele.

Majita iyekeni lento yokudlala ngezingane zabantu 😪UNGAMSUKELI MUNGAMTHANDI....MYEKE UMTANOMUNTU❣🕯️

22/10/2023

Cha kodwa anithwasanga kakhul this year, nizibambile.☹️

17/10/2023

Impumelelo Yomuntu Ayingavusi Uthando Owahluleka Ukumnika Lona Esahlanganisa❤️

15/10/2023

mina noma ungangigila kangakanani mangisak'thanda ngizobuyela kuwe.

08/09/2023

Lwah uthi ngeke aye emhlangeni akazizwa Kahle mina ngisola Big Zulu kulento

29/08/2023

💀

Address

FoLweni
Durban

Telephone

+27719849625

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkhazini skity comedy posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Mkhazini skity comedy:

Share

Category