Ubumbano NDW Entertainment

Ubumbano NDW Entertainment Artist management and Event organizers
(call/WhatsApp +27 (61) 158 0909)

Our events:
🎼UBUMBANO MASKANDI FESTIVAL🎼 & 🎵UBUNTU EBANTWINI MUSIC FESTIVAL🎵

Sanibonani egoli 😀🙌💯14 March 2026 sobe sinani lapho eSoweto kwi   💯💪  Ningaphuthelwa sofika nezimpisi Inalithi no Bhamba...
28/01/2026

Sanibonani egoli 😀🙌💯

14 March 2026 sobe sinani lapho eSoweto kwi 💯💪 Ningaphuthelwa sofika nezimpisi Inalithi no Bhambatha 💥💯🙌🙌

Asihlangane khona #

Mphakathi wangakithiAzobe ekhona   mhlaka 13 January 2026 eThubalethu Sports Feild ngo 10 eksen, asiphelele khona 💯💯    ...
10/01/2026

Mphakathi wangakithi

Azobe ekhona mhlaka 13 January 2026 eThubalethu Sports Feild ngo 10 eksen, asiphelele khona 💯💯


Inalithi Music Khetho Ngiba Khothingono Mchunu Uswazi Lemvelo Iphixiphixi

Sengathi angaqaqeka wonke amabhande🕯️
31/12/2025

Sengathi angaqaqeka wonke amabhande🕯️

Woza 2026🤯😁🙌💯  lubuya ngamandla💪 3rd annual, Sibuyisa Ubuntu, umuntu ungumuntu ngabantu, asenze'kube'mnandi endwendwe 😁🙌...
26/12/2025

Woza 2026🤯😁🙌💯

lubuya ngamandla💪 3rd annual, Sibuyisa Ubuntu, umuntu ungumuntu ngabantu, asenze'kube'mnandi endwendwe 😁🙌💯

📍Thubalethu Hall Engonweni, Endwendwe 👌

Inalithi Music Umfan'ongenankinga SA Uswazi Lemvelo Iphixiphixi Khetho Ngiba Khothingono Mchunu Izwilomzansi fm

Siyabonga kakhulu ngethuba❤️💯Izwilomzansi fm izwa umehluko 💯👌
22/12/2025

Siyabonga kakhulu ngethuba❤️💯

Izwilomzansi fm izwa umehluko 💯👌

Sibongela bonke abahlomulile❤️🙌💯Sihle Zikalala Inalithi Music  Uswazi Lemvelo Iphixiphixi Umfan'ongenankinga SA Khetho N...
22/12/2025

Sibongela bonke abahlomulile❤️🙌💯

Sihle Zikalala Inalithi Music Uswazi Lemvelo Iphixiphixi Umfan'ongenankinga SA Khetho Ngiba

Sanibonani nonke 🙌Mphakathi wase Ndwedwe Local Municipality namaphethelo, siyabonga kakhulu ngothando nangoxaso enisipha...
22/12/2025

Sanibonani nonke 🙌

Mphakathi wase Ndwedwe Local Municipality namaphethelo, siyabonga kakhulu ngothando nangoxaso enisipha lona❤️💯🙏. Umhlaka 20 December 2025 bungeke ube yimpumelelo ngaphandle kwenu 💪👏

Ingoma and Maskandi Competition ebeniyilethelwe i Sihle Zikalala Foundation ibambisene no Ubumbano NDW Entertainment ibe yimpumelelo

Inalithi Music Umfan'ongenankinga SA Uswazi Lemvelo Iphixiphixi Khetho Ngiba M'chilizi M'chilizi Wexoki Khothingono Mchunu Mahostela97 Music

Zingane zakwethu niphilile nonke 😎💥💦Lasuka lahlala, 20 December Sihle Zikalala Foundation ibambisene no Ubumbano NDW Ent...
11/12/2025

Zingane zakwethu niphilile nonke 😎💥💦

Lasuka lahlala, 20 December Sihle Zikalala Foundation ibambisene no Ubumbano NDW Entertainment banilethela indumezulu *INGOMA AND MASKANDI COMPETITION khona endwendwe, amathuba okubhalisa ofisa ukuba yinxenye asavulelekile🙌💯

ZIKHONA IZINOMBOLO KWI POST

Address

Heshana Road
Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubumbano NDW Entertainment posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ubumbano NDW Entertainment:

Share

Category