08/02/2026
Bashona ngibabuka ngingenasizo ππππ
Ngo 2023 ngo January saphuma emakhaya nabangani bami abay3 siyofesa edolobheni . Safike sashiya ama cv ethu bethi bazosifonela uma kukhona la okuvuleka khona , Saba nethemba ukuthi sizowthola umsebenzi sagoduka silokhu sibhekile amafoni wethu . Kuthe ntambama safonelwa sonke soy3 kwenye yezindawo ezazi owner ngama Nigeria. Bethi asofika ekseni ngo 9 sigqoke u black and white . Sizilungiselele ntambama SI ayine silungiselela ukuya kwi interview sonke.
Kuse ekseni sihambe sonke sijabule singasho emakhaya ukuthi siyakuohi sithi sifuna ukubashaya ngo ta-da sesibatshela ukuthi sesiwtholile umsebenzi. Ay sihambe ke sifike kulendawo sithole I owner emnyango siqonde kuyo bese syabingelela sisho ukuthi size kwi interview asibuke asiqale phansi asigcine phezulu , bese ethi asimlandele nangempela sihambe engene kwenyindlu eyayingenamawindi kodwa iyakhanya ngaphakathiπ₯Ίsisabe ethi khululekani wozani nizolinda ngsalinde umphathi . Aphume simbone ekhuluma nefoni sisale sizixoxele thina singanaki lutho . Ebuye futhi ethi uyeza umphathi wakhe ethi asimlinde nje 30 minutes kukhona la adlule khona kodwa uzobe ela maduzane . Asishiye sodwa engawvali umnyango ahambe siziqhubekele nokuzixoxela thina sizihlekele . Simbone ebuya futhi esesphathele ama juice ethi owokuxolisa ngokusilindisa π·π·π·siwathathe sibonge siwaphuze . Kuthe emva kwa 5 minutes ngaqala mina ngazizwa nginesiyezi ngibuze abangani bami uThuli no Nonhle ukuthi bayasizwa yini isiyezi π₯? bethi nabo bayasizwa ngithi mina kwangathi kukhona abasifakele khona kule juice. Ngthe ngiqeda ukusho lokho ebe engena leli Nigeria esibuza ukuthi sisaseryt yin ngithi mina yebo .Ngimbone ebheka Le ngikhiphe ifoni ngifuna ukufonela ekhaya angbone eze ezonghlwiuthela ifoni πππ.
P2 .......react, comment bese uya share.
NIKHONA βοΈ