Thuleleni Tv

Thuleleni Tv Official Thuleleni Page

ABANTU BAYAGULA NAWE FREE STATE BOTSHABELO SIYASIZWA ISICELO SAKHO.Hi I need an assistace with my mother's wound.She had...
04/10/2026

ABANTU BAYAGULA

NAWE FREE STATE BOTSHABELO SIYASIZWA ISICELO SAKHO.

Hi

I need an assistace with my mother's wound.

She had this wound for 34 years and it keeps on getting worse. I will send the picture now so you can tell me you can assist her.

Botshabelo in the Free State

ABANTU BAYAGULA SOUTH AFRICA SICELA ONGABA NALO USIZO AVELE KULEKE LE LEKE NANGU OMUNYE WETHU. Sawbona bab ThuleleniNgin...
29/09/2026

ABANTU BAYAGULA

SOUTH AFRICA SICELA ONGABA NALO USIZO AVELE KULEKE LE LEKE NANGU OMUNYE WETHU.

Sawbona bab Thuleleni

Ngingu Sboniso Mkhize igama nghlala efolwen eMangamazini ei ave nibasiza baba abantu sengith nam angizihlale kwena mhlonishwa sengigule kakhulu sengihambe yonke indawo ngnenkinga yesisu sikhulu syakhathaza syangsinda mangidla syashesha ukgcwala bese sigqumba kakhulu nanghamba ngiba nenkibga nghamba ngphumula angikhoryt ngaso nje

27/09/2026

ABANTU BAYAGULA

Namhlanje siphinde sathola ithuba loku hlangana noBaba Maphumulo wase eMaphephethweni esake sahlangana naye ngonyaka ophelile, ophethwe isifo esingajwayelekile asephile naso iminyaka engalutholi usizo.

ABANTU BAYAGULA
27/09/2026

ABANTU BAYAGULA

ABANTU BAYAGULA
26/09/2026

ABANTU BAYAGULA

22/09/2026
14/09/2026

ISIHLUKU UMKHULU ENUKUBEZA UMZUKULU ONA 7 YEARS

USIZI UMKHULU EDLWENGULA UMZUKULU ON 7 YEARS South Africa sacela silekelele nangu udadewethu kanye nomntwana wakhe owath...
14/09/2026

USIZI UMKHULU EDLWENGULA UMZUKULU ON 7 YEARS

South Africa sacela silekelele nangu udadewethu kanye nomntwana wakhe owathola ukunukubezeka emndenini, edlwengulwa yilungu lomndeni eliwu mkhulu kuyena umzukulu, esikhundleni sokuthi limvikele kodwa kwaphenduka kwaba ilona impisi elimaza ingane.

Full interview on ThuleleniTv YouTube

Join this channel to get access to perks:https://www.youtube.com/c...

ABANTU BAYAGULA SOUTH AFRICA LEKELELANI NGANE ZAKWETHU NANGU OMUNYE WENU ECELA USIZO.Sawbon dokotela ...ukhuluma noMama ...
12/09/2026

ABANTU BAYAGULA

SOUTH AFRICA LEKELELANI NGANE ZAKWETHU NANGU OMUNYE WENU ECELA USIZO.

Sawbon dokotela ...ukhuluma noMama Khumalo eNquthu

Bengcela usizo ...ngnesi londa esithweni ,asipholi .
Uma sesithembisa ukuthi sesiya phola sivele siqale Phansi sigubheke siye phambili kakhulu kunakuqala ...sesineminyaka....ngyacela dokotela..ngyazicelela 😭😭 ngzosi faka isithombe saso

ABANTUBAYAGULANgiyabingelela kuthuleleni tvIgamalami thobile ngihlala thekwini mayville ngibhalele kulelikhaya ngesfiso ...
12/09/2026

ABANTUBAYAGULA

Ngiyabingelela kuthuleleni tv

Igamalami thobile ngihlala thekwini mayville ngibhalele kulelikhaya ngesfiso sokucela usizo angisebenzi.ngiyagula side skhaty nginama fibroids nama golstone kunzima angikhoni kuya toilet ngiphila ngochatho noma ngiphuze okuzongisakhona then ithumbu liblockile manj sisu sam syakhula njalo so last year ngiye ngahlinzwa bt awaphumanga wonke so still ayangigulisa angisazi ngenzeni bengicela nj nkosyam usizo anginalutho ithembalami sengilibeke kulelikhaya lokphila umoyawami ungathola injabulo maningangi khumbula ngyabonga nakhu la bengi hlinzwekhona 🙏🏽

Address

Durban
4000

Telephone

+27677893082

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Thuleleni Tv posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Thuleleni Tv:

Shortcuts

Share

Category