Sihle Mgidi

Sihle Mgidi ╭──༺♡༻──╮
󰟬Plz Follow Me ❤️
╰──༺♡༻──╯

25/07/2024

Wofunda ukuzimela ngoba usizo manje luhamba nezinkulumo 🚶🚶🚶

25/07/2024

Jobe 42 verse 2

2. Ngiyazi ukuthi ungenza konke;
alinakuvinjwa icebo lakho.

Jobe ukhuluma lawamzi konke ebekanako kushabalele.. Kodwa uthi ngiyazi ungenza konke My God . Baphi abazalwane abozothatha ithemba labo balinikeze Nkulunkulu,, usho kanje uthu angisebenzi 👷🏽‍♂️ anginakhayha Nkosi 🏠 anginamali 💵angishadile 💍 anginayingane 🤱🏽 anginamoto 🚘 ngihlukunyezwa umndeni 👩‍👩‍👧‍👧 wami / ngihlukunyezwa yingane 🙍🏽‍♂️ zami angiphilile emzimbeni 🩺,,, Kodwa ngiyazi ungenza konke.. ngoba yena akalali akozeli unguMdala wezinsuku ungu Alfa and Omega siyosh*tsha lesosimo obhekene naso kuyomangala abantu kuyomangala ngisho nezitha zakho. In the name of Jesus.

25/07/2024

Kwesinye iskhathi indlela yokubonisa uthando kumuntu omthandayo, ukuthi if esefuna ukuhamba umdedele ahambe ayophila impilo ayifunayo ngaphandle kwakho, umvumele angene elangabini lomlilo noma wena ulibona ukuthi lizomshisa uma engana kulo.
And please mvumele enze amaphutha noma ngabe uzolimala ekugcineni, myeke azizwele yena ukuze azofunda aphinde akhule ngendlela efunwa nguye.
Because kuthiwa igama elithi "experience" lisho into oyazi ngoba yenzeke kuwe or odlule kuyo not oyifunde nje kwabanye.

If wenzenjalo ngyakthembisa kukhona into ezokwenza abuye ezoxolisa nilungise amaphutha niqale kabusha uthando nempilo emnandi esekhulile naye wabona ukuthi umhlaba lo.
And ungahlali nomuntu umbona kahle ukuthi usefuna ukuhamba ngoba uthando akulona ijele la uzoboshwa khona kuthiwe ungayi ndawo noma ulimala emoyeni.

Sesibadala manje sesiyazi okufanele nokungafanele sikwenze.
So please if engaboniseki mdedele ahambe ngyakthembisa imvelo izodlala indima yakhe kuye.🤔🤔🤔🤔

23/07/2024

Inhlupheko yasifundisa ukungawuzeli ngobuso umhlaba kodwa siwuhloniphe❤

26/03/2024

👵🏽: “Weeh makoti, wathula kangaka ekamelweni!”
👩🏽‍🦰: “Lutho mah, ngisageza uBoy.”
👶🏽: “Wegogo unamanga umah, sidla i-KFC!”

23/03/2024

╭──༺♡༻──╮
󰟬Plz follw me❤️
╰──༺♡༻──╯

18/03/2024

Niwugade nalomoya wokungazwani khaya wenza inhlupheko ingapheli...🤔

17/03/2024

Uma uFuna uNkulunkulu akuzwe obey his word Kodwa uma ufuna Abantu bakuzwe ibanemali Hhayi bazokuzwa Abantu futhi bazokuzwa noma ungashongo lutho.

Kukhona Abantu abanemibono emihle yokuvusa imizi yokuthuthukisa umphakathi yokuthuthukisa amabandla Kodwa imibono yabo ayilaleleki ngoba bazichaka abana Mali

Umungenanto even nasekhaya awutshelwa lutho futhi awuna say uzothini awunalutho. Umungena lutho awulalelwa yalalela. Ubayinto yokuthunywa nje nasekhaya uthunywa nazingane eziza emuva kwakho awunalutho. Usesi omncane uhamba ngemoto wathola umsebenzi omuhle sokhunjuzwa njalo ngamaphutha Owawenza kundala. Lalela ujehova uthatha udodi awenze ube wutho believe in Jesus.

Ngoba umalume or umkhulu wasekhaya useyagula ngekhanda sekukhunjulwa amaphutha wakhe okuhle obekwenza abasakwazi Besho ngesibindi bethi "ubonanje lakhaya asazi ngisho imali yakhe " besho Belala kulendlu ayakha besebenzisa freege ayithenga. Kunzima balekela kujehova

God Bless you ❤️❤️🤍

17/03/2024

👦: Gogo Usuyakhula Koda Manje Ntombendala Usuyakhohlwa ☺️
👵🏿: Lutho Mzukulu😄
👦:Awusho Gogo Washona Nini Umkhulu😌
👵🏿:Ey Mzukulu Ngikhumbula Kahle 26 July 1989
👦:Hawu Gogo Ufaka Ipunu Eyngaki Etiyeni 🙄
👵🏿:2 Nohafu
👦:Uhola Nini Ntombendala 🤔
👵🏿:Ngeyi 5 🖐️ Kwezokucala😄
👦:Lihlala Kuphi Icard Lakho Gogo Wami☺️
👵🏿:Ngaphansi Komcamelelo Wami😄
👦: Ithini Pin Yakho Ntombendala 😏
👵🏿:Yazi Iyona Engiyikhohlwayo Mtanami Ngiyikhumbule Mase Ngicofa Mshini😩😓

17/03/2024

Naye kodwa usathane senqena ukuxolisa iphele yonke lento 😣😭

17/03/2024

IsiZulu sithi:

Ingane engakhali yaswela umsila ngomboko wayo umfula ugcwele🥱...

Address

Umbilo
Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sihle Mgidi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category