11/10/2024
Ngithe ngisathi ngikhuluma naye wathi Khonzeka zulu-The Unstoppable Poet
Uyakhumbulu uthando lusemnand?
Sisathandana sikhohlisan
Ngangaz kuth ukuhlala kwethu sixoxisan ngezinkingazethu kwazise siyahlekisan kophenduka izihlangu engogadlwa ngazo mhla usuhlekisa ngezinkinga zam nangosizilwam
Uyakhumbul uthandolwethu lusemnand?
Sikhohlisan sibonisan kant siyadukisan
Angith nakhu phela wen usukhethe ukungikhafula okwezikhehlela maqedan wanginyathela ngamazwi ayiqiniso ngemicabango yakho nangempilo yakho ngasala ngibambe ongezansi wona lo obungiqabula kuwon uma usungikhohlisa uthi ngeke uphile ngaphandlekwam, uthi uthanda min kuphel, pho kant lolothando selwaphel kanjan ngisekhon?
Uyakhumbula uthando lusemnand?
Sikhumbulan sibhalelan sivakashelan
Namhlanjer siyaxaban , siyathukan, siyathakathan, ngangaz ukuth uthando luphenduk ubutha uma senihluken, ngangingaz ukuth uthando luhamba luphele ngenxa yenhlupheko nokweswela empilwen
Uyakhumbul uthando lusemnand?
Usadla izamban kant ngobhekwa isamban namhlanjer ufuna abadla elikapondo izamban usungithuka ngalo leli owawuth nakin uyalidla izamban, min ngyabong ukuth ungifundise ukuth uthando akulon olwabadla imbuya ngoth keph olwabaphath bemal yingakho nawe ugijimis abanemal
Uyakhumbula uthando lusemnandi?
Usalala kwesam isfuba nam ngizishaya isfuba ngawe kant wen ulele uchabang abasu okulala kwesinye isifuba ngoba awuzishay isfub ngam keph uzishay isinqa ngam,
Ngisenombuz olinjan uthando oluphelayo nah? Uma kambe abazal sibadanda size sife kant lolu oluphelay luhluke kuph kolwabazal na?
UMnyov'Isichithabuchopho
S.M.Mazibuko
Makhosonke Nzima
Hi https://songwhip.com/umnyov/phakath-komhlan-nembeleko
Big Zulu
Khuzani KING Ndlamlenze Mpungose
UNjoko 'IHobosha' Mbambo
Siyabonga Imbongi Mpungose Page
Mroza Fakude
Nkosi yoadmin sa
Listen to "Phakath komhlan nembeleko" by U'mnyov on any music platform - Free smart music links by Songwhip