Inkundla yamaphupho nempilo yomuntu

Inkundla yamaphupho nempilo yomuntu siyahlola kusukel ku R100
Amaphupho ku inbox ayakhanyiselw
Unless uzofona 0663355740 from 5pm to 9pm

15/09/2025

Big shout out to my new rising fans! Sandile Zikalala

03/09/2025

Big shout out to my newest top fans! Cebzin M Mtanga, Thabile MaNyambose, Nonhlanhla Nxumalo, Zintle Ntleeh, Xolelwa Msomi, Sindisiwe Shange, Cnosh Cnosh

27/08/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Khulekani Mlaba, Nkocy King K Malinga, Ayanda Ayaz, Maydeep Sthembiso Meyi

21/08/2025

Ezinye izinto azidingi umelaphi kodwa zidinga wena qobo lwakho ukuthi uzisukumele uzenze ngoba kusuke kuyimpi yakho ayi kamelaphi okanye omunye umuntu!!!

Akuthathe amanzi nomentshisi nemali emhlophe,instu uyesidulwini ufike uguqe ubize izalukwazi zasekhaya komama uphahle kuzo uphahlele ukuthi bakubonise okuyonanto ebophe impilo yakho bakunike isisombululo.

Uzothela isinemfu phansi around imali ozobe uyiphethe ubatshele ukuthi ngayo ubanikelela amacala abo ubanikeza inhlambululo ngamanzi ozobe uwaphethe uwathela phansi after usuwakhanyisile ngezinti zikamentshisi eziwu 7

Nakanjani impendulo yokuqala ezobuya ezinsukwini eziwu7 kuyobe kuyiyoke ewunqo kuwe

19/08/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Lydia Phindile Ntsele, Mthobisi Ivan, Mfg Guda

18/08/2025

Awubhale iphupho esilibuye kaningi kuwe liziphindaphinda!!!

Example:nginokuphupha ngiyemanzini kodwa angingen phakathi kokunye nginokuphupha ngiyemanzini ngibone umnumzane wamanzi ngijike ,ngibuye ngibone ngiphakath emanzini nabantu!!!

Ngizohlaziya kusuka manje until 10PM

18/08/2025

Big shout out to my new rising fans! Jabulani T Nkosi

13/08/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Amanda Buthelezi, Hloniphile Mahloni

11/08/2025

Ngake ngathi mina awukwazi ukuthi ungalokhu ulahle isilwane kuze kube kawu 3 kubantu abahlukeni but singasuku kuwe ,lapho sekumele ubone ukuthi wenza into okungeyona ngoba isilwane ngisho umuntu ongeyena umelaphi engasisusa kuwe mayewumuntu okhulekayo!!!

Ngake ngathi mina , umangabe ulokhu ulaphana nesichitho njalo nje kodwa asipheli cha hamba uyophalaza ususe idliso kuqala ngoba isichitho sakho sisuke saboshelwa ngedliso!!!

Ngake ngathi mina ,akukwazi ukuthi ekhaya kungaba nabantu abawu 3 kuyaphezulu abathwasayo ekhaya kodwa abasebenzi bonke futhi ,kuyilaphoke okusuke sekufanele nibone khona ukuthi nenza intwephambene akuyona imimoya yeqiniso lenihaqile kodwa nihaqwe amafufunyana adinga ukugezwa kuhlanjululwe imimoya nonke emndenini kuyimake kuzovela okuyena muntu okufanele abe umelaphi emndenini.

Yes kuyenzeka abelaphi bebe 3 ekhaya kodwa abasebenzi ngokufana kungaba nesangoma nomthandazi not kuthi kuthwase wonke muntu cha!!!

Ngake ngathi mina , ungabovuma umelaphi athi thwasa ekubeni kungakaze kwabakhona isangoma ekhaya kini ngoba uyobe usuwubulele umsamo wakini!!! SANIBONA🙏🙏🙏 0663355740 whatsapp only

06/08/2025

Big shout out to my newest top fans! Nonku Mchunu, Cebzin M Mtanga, Thabile MaNyambose, Nonhlanhla Nxumalo, Zintle Ntleeh, Xolelwa Msomi, Sindisiwe Shange, Cnosh Cnosh

Address

Durban

Telephone

+27790828000

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Inkundla yamaphupho nempilo yomuntu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category