12/09/2026
⚡ INDU TV1 | IZINDABA EZIPHUTHUMAYO
Umasipala weTheku uyaxwayisa ngenkinga kagesi! ⚡
Umasipala uthi uyazi ukuthi kukhona izakhamuzi ezingakwazi ukuthenga ugesi, kanti kwabanye ugesi uyathengwa kodwa awungeni kwi-meter.
Bathi ithimba labo lisazama ukulungisa le nkinga.
📞 0803 11 11 11
📱 WhatsApp: 064 761 7930
INDU TV1