Mlwazet on RADIO

Mlwazet on RADIO Mlwazet on RADIO Mlwazet da entertainer, ngijabulisa abancane nabadala!!!

18/02/2026

Zanelise, Zithande, Zitotose, Zinakekele, Zicabangele, Zithembe Zijabulele, Zishayele Izandla 🀘

Kwinkulumo yakhe ikuphi okukuhlabe umxhwele?
12/02/2026

Kwinkulumo yakhe ikuphi okukuhlabe umxhwele?

President πŸ‡ΏπŸ‡¦ uyakhuluma
12/02/2026

President πŸ‡ΏπŸ‡¦ uyakhuluma

Ave ngimuhle ekulaleleni, umuntu ngiyamupha indlebe neskhathi ngimlalele ngaphambi lokuba ngiphendule πŸ‘Š
09/02/2026

Ave ngimuhle ekulaleleni, umuntu ngiyamupha indlebe neskhathi ngimlalele ngaphambi lokuba ngiphendule πŸ‘Š

09/02/2026

Uma yena engakuwe akukho noyedwa ongamelana nawe

09/02/2026

Beka Ithemba lakho ku Thixo not kumuntu wasemhlabeni

Head Office ❀️🀩
06/02/2026

Head Office ❀️🀩

Yazi i feeling yokuthandana nongoti ayichazeki πŸ˜‰πŸ˜β€οΈ
06/02/2026

Yazi i feeling yokuthandana nongoti ayichazeki πŸ˜‰πŸ˜β€οΈ

30/01/2026

Ungalixoxi kakhulu nabantu iphupho lakho ngoba bazokuqeda amandla ubone engathi kunzima angeke kwenzeke, ayikho into engeke yenzeke futhi ayikho into engakufanele wena mhlampe efanele abathize abangcono.

Kodwa uhulumeni wethu wase evikela abokufika kangaka abanganawo ngisho amaphepha okuba la e South Africa πŸ‡ΏπŸ‡¦ wagcindezela...
27/01/2026

Kodwa uhulumeni wethu wase evikela abokufika kangaka abanganawo ngisho amaphepha okuba la e South Africa πŸ‡ΏπŸ‡¦ wagcindezela thina base Mzansi kanjena usho ukuthini ngempela πŸ˜”πŸ˜Ÿ

Umholi wenhlangano iMarch and March uJacinta Ngobese-Zuma uzozinikela esiteshini samaphoyisa sase Phoyinti eThekwini kusasa, kulandela ukuthweswa icala lokuphehla udlame emphakathini olubhekiswe kwabokufika kuleli.

Izwe lase Senegal πŸ‡ΈπŸ‡³ ingomphetha be Afcon 2025/2026 ⚽️πŸ₯…πŸ”₯πŸ•ΊπŸ•ΊπŸ•ΊLendoda kuyomele bayibonge ikhombise ukuba nesibindi nobuqhaw...
18/01/2026

Izwe lase Senegal πŸ‡ΈπŸ‡³ ingomphetha be Afcon 2025/2026 ⚽️πŸ₯…πŸ”₯πŸ•ΊπŸ•ΊπŸ•Ί

Lendoda kuyomele bayibonge ikhombise ukuba nesibindi nobuqhawe ebuyisimanga ngoba ayyy khona kucishe konakala 😊😎

18/01/2026

Ayyy uNkulunkulu ukhona yonke indawo πŸ‡ΈπŸ‡³ ⚽️😊

Address

Nhlophenkulu Road Kwamashu
Durban
4360

Telephone

+27632921737

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mlwazet on RADIO posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Mlwazet on RADIO:

Share

Category