Shembe UNyazi Online TV

Shembe UNyazi Online TV A brand new television channel that will provide you with everything you need to know about the Nazareth Baptist Church better known as SHEMBE Religion

17/05/2025

Natesa

20/11/2024

REV. GCWENSA FUNERAL SERVICE | NOV 20. 2024

Usuku manazaretha simubeka endlini yakhe yokuGcina😭😭hambe kahle mfundisi Gcwensa
20/11/2024

Usuku manazaretha simubeka endlini yakhe yokuGcina😭😭hambe kahle mfundisi Gcwensa

Uhambe Kahle umfundisi wenkosi🙏🙏Iminingwane ngohambo ngezinhlelo zokubekewa Kuka baba uGcwensa
19/11/2024

Uhambe Kahle umfundisi wenkosi🙏🙏
Iminingwane ngohambo ngezinhlelo zokubekewa Kuka baba uGcwensa

INgonyama yamaZulu ngosuku lwesibili nolungolwemigidi engcwele esigodlweni eNyokeni lapho iNkosi yamanazaretha uNyazilwe...
18/11/2024

INgonyama yamaZulu ngosuku lwesibili nolungolwemigidi engcwele esigodlweni eNyokeni lapho iNkosi yamanazaretha uNyazilwezulu ibuthise khona nebandla enkonzweni yaminyaka yonke yaseNdlunkulu
Siyakuthanda Silo sethu asiphoqiwe kuyavuma ezinhlizweni

Ngiyacela ningibongise ukuthi uMfundisi Gcwensa ubengethembile.Ngithi ubengethembile ngoba ubeyilungu lika Masingcwabisa...
18/11/2024

Ngiyacela ningibongise ukuthi uMfundisi Gcwensa ubengethembile.
Ngithi ubengethembile ngoba ubeyilungu lika Masingcwabisane wami ngingelutho. Angazi noma wabona ngesikhathi ngimu ngcwabela iNdodana yakhe uNqeke, wase ethanda indlela engasebenza ngayo, kangazi.
Kodwa ngiyabona kuyena bekukhona ukuthi uma ehamba ngiyomenzela kahle umsebenzi wakhe.
Ngiyabonga nase mndenini wakwa Gcwensa ngokungeseka nokubambisana kwethu kahle. Mshu Gcwensa nabafowabo bonke, naku Mama uMaSibiya Gcwensa! Ngiyabonga!
Ngiyabonga kuwona wonke amalunga ka Masingcwabisane engiwu msunguli wawo, Amachunu Funerals.
Kusasa uMfundisi bazomuhlangabeza emakhazeni nge convoy, amaphoyisa azobe ekhona ukubeka isimo.

11/11/2024

Isihlabelelo

Thuma uMqondisi wakhe akhanyise indlela yakhe zonke izono maziphelele ukhululwe umoya wakhe.. Rev Gcwensa waseMaphepheth...
11/11/2024

Thuma uMqondisi wakhe akhanyise indlela yakhe zonke izono maziphelele ukhululwe umoya wakhe.. Rev Gcwensa waseMaphephetheni .. lale ngokuthula Mfundisi weNkosi... uNyazi lwezulu l**e nawe empela mandla

Address

Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Shembe UNyazi Online TV posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category