Izinwele Nobuhle

Izinwele Nobuhle A community where we share hair and beauty tips for Black Sisters.

03/03/2025

Sanibonani bomama, kwabasethekwini, angithembe niphephile, kukahle konke.

Lemvula yenza izinkinga nomonakalo omkhulu.

26/12/2024

Ladies ngicela ukubona ama hairstyle enu for this festiveđź’›

09/07/2024

Sanibonani, kade yagcinana, i winter iziphethe kanjani, izinwele, isikhumba nobihle bethi njeđź’ž

08/09/2023

Ngicela umbono wakho. Baningi abantu abeza kwi inbox with different hair/skin problems. Ngiyafisa ukusiza wonke umuntu kodwa the reality is sina 24 hrs osukwini and ngiyasebenza emini, 09.00-17.00 ngifike ekhaya ngibe umama as well.

So ngifuna ukwazi, would you be willing ukukhokha u R25 for a consultation of 15 min ukuze sixoxe ngezinkinga zakho sibone if singaqhamuka nekhambi?

08/09/2023

Amakhasi ka Guava
Ikhambi lokukhulisa izinwele ngokushesha

05/09/2023

Sangena i spring, izinwele azibe zinhle, isikhumba sibe bushelelezi

21/06/2023

Usebenzisa maphi ama brands ebsweni nasekhanda, mhlampe ngenze ama reviews awo?

21/06/2023

So ebsika senzani ebusweni?

Sikhuthaza i routine e right yobuso.
1. Geza nge cleanser efanele isikhumba sakho. Uma une combination skin, sebenzisa ama products e combination skin.

2. Exfoliate kanye ngeviki ukususa isikhumba esidala.

3. Sebenzisa i toner ukubhalansisa i oh yeskhumba sakho.

4. Sebenzisa i moisturizer yasemini ene spf noma uyithenge eceleni, ukuvikela imisebe yelanga egugisa isikhumba sethu.

5. Sebenzisa i mask njalo ngeviki.

6. Gcobisa i night cream njalo ebsuku, yisona sikhathi umzimba wethu ozilapha uzilungise ngaso.

21/06/2023

Sanibona maleti amahle.

Manje isikhathi sasebusika, senza ama hairstyles akhava izinwele zethu. Nasi isikhuthazo enginaso

1. Ungayenzi imiluko eqinile kakhulu. Uma kumele uze ufake iduku elimanzi ekhanda, uqine kakhulu lowomluko.

2. Uma ubona izinto ezimhlophe kwi hairline yakho, qaqa, izimpande zezinwele zakho lezi eziphumayo.

3. Uma uneqwele kungaba inkinga yesikhumba noma uqine kakhulu lowomluko.

Masizinakekele bakithi, imiluko eqinile isikhathi eside iyona esiqothukisela izinwele zethu.

Address

Durban

Telephone

+27614128978

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izinwele Nobuhle posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share