06/10/2026
Ezingenayo.....
Uma iziphathi mandla zalelizwe lase South Afrika zingahlali phansi zilungise lento eyenzeka kwa Home Affairs usuku lo Khetho.lwango mhlaka 4 November lungase luphenduke impi yase Sandlwana .....
UHulumeni wase South Afrika kubukeka engenandaba nezimfuno zabaVoti noma Zabakhokhi Ntela eSouth Afrika kunalokho ukhathalele kakhulu abokufika kuleli wenza konke okusemandleni akhe ukuthi abokufika bazizwe besekhaya nakuba benawo amazwe abo...
Thandabonke Production