Gezani Media Productions

Gezani Media Productions One of the best Graphic designer / Videographer / Film director
(10)

IZIHLABANI - AYINCENGENE.Izihlabani zemamba aw s**a khohlwa lana iyadlalwa ingoma uma sikhuluma ngokudlalela abantu esta...
14/06/2026

IZIHLABANI - AYINCENGENE.

Izihlabani zemamba aw s**a khohlwa lana iyadlalwa ingoma uma sikhuluma ngokudlalela abantu estage uzofikwe ubheme ukholwe futhi.

Iza nama features akwenze ulangezelele ukuwulalela umsebenzi ngiyacela siyeseke lensizwa uma lomsebenzi usuphumile akhona amanoni ake aziwa ngawo afana nengoma eyayithi "Omacekeceke bathatha intombiyami umamvelase" nezinye.

MAYOGHURT - YAYIQABULANA NOSWIDI.Nayi Bliss sinethulela E.P cover ka 2026 niyayibona nani iyatrend lento lokhu ikhale nj...
09/06/2026

MAYOGHURT - YAYIQABULANA NOSWIDI.

Nayi Bliss sinethulela E.P cover ka 2026 niyayibona nani iyatrend lento lokhu ikhale njalo, Sekuyiskhathi sokuzwa konke okuphakathi kulomsebenzi ozophuma ngolwesihlanu.

Sekuwumlala kanye nakanjani kusasa BG Liquor & Shisanyama Music Festival, Thola ithikithi lakho.
05/06/2026

Sekuwumlala kanye nakanjani kusasa BG Liquor & Shisanyama Music Festival, Thola ithikithi lakho.

GADLA NXUMALO - MARCH IN MARCH.Khomba makhombane umfokacupha, Liyadla ishowe elindonga zibomvu inkani ebomvu nansi Album...
04/06/2026

GADLA NXUMALO - MARCH IN MARCH.

Khomba makhombane umfokacupha, Liyadla ishowe elindonga zibomvu inkani ebomvu nansi Album kaGadla ka2026.

Engikuqaphelile kulomsebenzi uGadla amafeat akhe akhulisa iqembu lakhe niyizwileke promo ibisiphumile kusasa phuthuma online uzobe usuphumile lomsebenzi.

KD - MALAYSIA.Bafwethu nali ijongo lasempendle elizibiza ngoKD lizodedela extended play yalo, Like lasebenza eqenjini Iz...
03/06/2026

KD - MALAYSIA.

Bafwethu nali ijongo lasempendle elizibiza ngoKD lizodedela extended play yalo, Like lasebenza eqenjini Izilomo uma ngabe uyazazi.

Ubuyile esehamba yedwa asimxhase lapha online isiyatholakala ezitolo za online zomculo lensizwa inaso ispiliyoni ngoba ike yacula indlela yokuvuma lapha kuBaba Thokozani"Somnandi" Langa. Asambe KD!

Ningayeki ukusipha imisebenzi amandla enu lawa siyabonga belungu bethu.✊🏽🙏🏽
01/06/2026

Ningayeki ukusipha imisebenzi amandla enu lawa siyabonga belungu bethu.✊🏽🙏🏽

MZUKULU KANDWANDWE - HULUMENI YENZA.Nalijongo lalapha kwaNongoma Umzukulu Kandwandwe ikhipha single track yayo ethi Hulu...
28/05/2026

MZUKULU KANDWANDWE - HULUMENI YENZA.

Nalijongo lalapha kwaNongoma Umzukulu Kandwandwe ikhipha single track yayo ethi Hulumeni Yenza, Engathi abaculi sebeyaqala bayaphefumula ngalokhu okwenzeka ezweni noma ngingazi noma ilokhu engikucabangayo yini, Asiyesekeni lensizwa sidlale umculo endaweni efanele ngiyakhumbula yayigxoba ushuni wama NND Angazi noma kusenjalo iyaphuma lengoma namhlanje ebusuku.

AMAYELLOW BONE - INTSHEBE YAMI.Nansi cover ye E.P enezingoma ezintathu eyesine ile ezophuma behamba noShenge zicula kakh...
28/05/2026

AMAYELLOW BONE - INTSHEBE YAMI.

Nansi cover ye E.P enezingoma ezintathu eyesine ile ezophuma behamba noShenge zicula kakhulu lezintokazi ezidabuka Embo emhlangamvula ayisukume yonke Imbumbulu.

Kanti ziyazimisela estage lezintokazi abanye babemfazane umculo abawusenzele ukuze kuhlonishwe imbokodo kuMaskandi izotholakala kusasa.

Address

Durban
4091

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00

Telephone

+27740600862

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gezani Media Productions posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Gezani Media Productions:

Share

Category