05/08/2025
Mphakathi wathi sicela niwuhlabe niwulawule
UBab Nqabile Cikela ohlala eCoronation Hostel 4 ucela ukufuniswa uMfowabo okunguCikela Zakhele (osesithombeni) agcina ukumbona ehamba noNtombivela Kunene Cikela (okungumakoti kaBab Nqabile Cikela) beya eDumbe oPhuzane ngonyaka ka2023 abaphindanga babuya
Kuthe ngenyang ephelile eseyomfuna umfowabo wathol ukuth akaziwa sekuphele 6 months anyamalala, akukho la bengamfuna khona uma engekho eVryheid Coronation ngb naseMatatiele la bedabuka khona kakaze afike khona
Ombonayo noma omfanisayo kucelwa athinte uCikela Nqabile - 0762750402
Noma amaphoyisa aseduze
Ngyathokoza