Manjomane Stories

Manjomane Stories Pease follow us for more stories like this
Titkot : manjomanestories2

iSONO SAMI KWABA UKWAMUKELA  INGANE EZALWA UMYENI WAMI NGAPHANDlE ๐Ÿ’”๐Ÿ˜ญManjomane woza nendlela nasi isgaxa Sendaba Mina ngi...
18/06/2026

iSONO SAMI KWABA UKWAMUKELA INGANE EZALWA UMYENI WAMI NGAPHANDlE ๐Ÿ’”๐Ÿ˜ญ

Manjomane woza nendlela nasi isgaxa Sendaba Mina ngihlalile nomyeni wami ngingabatholi abantwana iminyaka ewu 10 yonke sekubuhlungu ngoba ngangibona ukuthi angimniki lokhu akakufunayo

Ngangikhala Ubusuku bonke zehla inyembezi kuhle komfula ongenisayo Kodwa pho ngangizothi okukankulunkulu kuyalindwa

Hhay ke umndeni uhlangane ucele ukuba ngivuma ukuthi umyeni wami amithise ngaphandle ngoba Mina anginanzalo ngavumake nami Kodwa Kubuhlungu Kodwa ngangingathini ngoba Kwase kushiwo

Kwaphela 3 months kwangena call kumyenu wami silele ngo 4 Iskhathi wayibamba wavuka eshesha waphuma

Ngasala ngazibuza ukuthi Ngabe Kwenzenjani Kodwa wabuya ntambama ehleka ejabula

Wathi guess what Mkami sesizoba nengane wangihaga ejabula Kimi kwavele kwehla inyembezi ngoba Kwabacaca yimina onenkinga

Hhay ke wayesewumuntu ojabule plus uthole isfundiswa sathishelakazi ngiyinike Mina no matric wami kuphela

Kodw angangalahle mbeleko ngakufelwa ngaba nalo ithemba ukuba kuzolunga nakimi yey kwaphela inyanga Kimi Lutho ama period ngajabula ngaya clinic ngathola ukuth ngikhulelwe injabulo eyayikimi ngilokhu ngisithinte njalo isisu Sami

Ngabuya ngamtshela wathi nje why ngimitha manje ngizomfaka endlekweni manje uzokondla ingane ezimbili yey angikaze ngidumale kanjena ngento esikade siyizama seyenzekile usenyanya

Waphuma wahamba akabuyanga that day angangaba nendaba nami vele ngijabulele ukuba umama Mina

Kanti Kusazoshuba kwashaya u 9 months wateta nami ngateta ngelandelayo inyanga

Impahla ingenazo ingane ngamcela wanqaba zathengwa umamezala ngoba uyena owayengithanda Nkosiyami

Ngabuya ke esbhedlela ntambama ngafica intombi yakhe nomama wakhe behlezi edinning room bephethe ingane

Uyazi indaba lungani? ingane kuthiwa ayigadwe yimi kamnakwethu uma ngingafuni Kushuthi kuzomele ngibuyele kithi kugane losisi

Ngakhala yezwani umyeni wami esho njalo yeka izethembisa zethu kwanhlanga zimuka nomoya ngavuma just ukuvikela umshado wami
Ngawakhulisa amawele baze baba na 17 baqeda iskole yaqalake indaba Umfana Eka losisi eyami imtombazane

Yey umyeni wami wanzela Lena mfana I driving licence wayeka eyami yakhala ngayiduduza

Leyo mfana isimatheni manje isihlezi inemali umama wayo uyayipha iphatha bama iPhone kanti nomyeni wami useyithanda kakhulu ukudlula thina

Hhay kwakubike impela ngoba wayehamba Nayo ko beach bebhukude bebuye sebezolala ukudla nje kwasekhaya akusadliwa

Ngazaca ngoba kwanzima angisanakiwe nengane yami Nayo
Lenake kamnakwethu isiyangiphendula uma ngikhuluma Nayi inginxaphele isho nokuthi ayicelanga ukuthi ngiyikhulise futhi yona iyazisola ukukhuliswa umama ongafundanga ๐Ÿ˜ญzivele zehla same time inyembezi ngisule

Isho nokusho ukuthi uma kufa ubaba wayo umuzi owayo Lona nemonto ezayo lapho wayesesebenza kahle ke umyeni wami enyusiwe nasemsebenzini

Mangimtshele ethi angiyeke inkosana yakhe phansi isuke ingidlalisa
Kanti angibuze ngagula bafazi ngehla emzimbeni ulimi lwaba mnyama nezilonda zankanka umlomo ngibuyisa ngisho igazi uma ngike ngathi ngiyadla

Iyaqhubeka elandelayo ngo 19:00 ntambama khona Lana ku page lami

Please comment and share

Please share le post ifike ku 70 share ngizonibhalela enye emnandi
17/06/2026

Please share le post ifike ku 70 share ngizonibhalela enye emnandi

Part 2 :Yashonela emhlane eyami ingane ikhahlelwe ubaba wayo esfubeni ngesbhakela ekubeni ine asthma ๐Ÿ’”๐Ÿ˜ญ

Ngathuka nami ngibona sengisaba ngabamba ingane yami isandla iyabanda qa uvalo lwathi heqe ngamuzwa emakhaleni akasaphefumuli nomlomo uwuvulile

Ngakhala into eyismanga ngingathi ngenzenjani ngalento Kodwa nkulunkulu wami ungenza I ngikukhonza kangaka

Angazi nokuthi ngawa nini ngaphaphama ngo 8 sekukhona umama wami Eduze kwami

Engibuka kwehla inyembezi nakimi
Zavele zaphuma kakhulu

Mama mama ingane yami uyibulele umyeni wami ngakhala kakhulu wazama ukungiduduza umama Kodwa kwazifanela nje

Sahamba ke saya ekhaya Ngahlala emakhandlelani kusukela Monday until Sunday ngosuku lokufihla ingane yami
Umyeni wami akaze efike kunalokho ngangimbona eshuthe Eko Cape Town nentombi yakhe kuma status

Lapho umfowethu wambhalela mayelana nengane wathi akahlukane naye phansi eyidleni uma ishonile leyongane lapho usho igazi lakhe

Ok wafihlwake umntwana wami engekho yena kwaze kwahlumbulukwa engekho umndeni wami wangithanda nalena eyodwa esele ๐Ÿ˜ญyentombazane Sahamba sabuyela ekhaya

Kwahamba Iskhathi ngoba Kwase kuphele unyaka singasathandani nomyeni wami singasakhulumi

And I got a call from his sister kuthiwa usesbhedlela ucela ngifike ngizombona isimo sibi kakhulu

Kanti ngizothi ngilele ekhaya emini ngaphupha umntanami engibuka ehleka ngajabula ngathi kanti uyaphila?

Wathi cha mama Kodwa sula lezonyembezi ujabule ngoba o clever aba last kusekuncane ozokuzwa manje ngiseza nokukhulu

Qede wangifulathela wahamba zasala zehla inyembezi Kimi zilandelana

Wangincengake umndeni wami ukuthi ngombono ngoba usiis wakhe wayesefonela wonke umuntu ekhaya encenga ngahambake Yey niyalazi iphunga elalinuka ku ward lakhe into egeleza ibomvu kwisitho sakhe sangasese

Asingenanga Kodwa sama emnyango ngoba wayeselaliswa yedwa wasbona waphumusela

Mkami ngiyaxolisa ngadudwa uthando nga khohlwa umndeni wami ngakhohlwa imvelaphi yethu namhlanje ngithi ngiyaxolisa nokubulala indodana yami kunamhlanje ngiyazehlisa ngadlala inkanuko zomhlaba buka nginjani ngiyanuka phuuuu akusangeni muntu lana ngenxa yephunga

"Waze wakhula ndodakazi Uze uziphathe kahle unakekele umama wakho"

Qede wakhwehla kabili kathathu washona sasuka emnyango Sahamba asbanga nandaba Mina nengane ngokunjalo

Nasemncwabeni wakhe Asiyanga wangibiza umndeni wakhe ukuthi angizozila ngabashiya abangalazi ngathi ababize into yakhe yodumu imizilele

Namhlanje siphila Kamnandi nengane yami yaqeda iskole yaThola UMFUNdazwe yaya phesheya iyokwenza medicine namhlanje ngihlala emhlanga emzini kanokusho nodokotela ๐Ÿ˜Šโค๏ธ

IYAPHELA

Ngiyabonga kakhulu please like and comment and share

Part 2 :Yashonela emhlane eyami ingane ikhahlelwe ubaba wayo esfubeni ngesbhakela ekubeni ine asthma ๐Ÿ’”๐Ÿ˜ญ       Ngathuka n...
16/06/2026

Topic :Yashonela emhlane eyami ingane ngiyisa eclinic ikhahlelwe ubaba wayo esfubeni ngesbhakela ๐Ÿ’”๐Ÿ˜ญWoza nendlebe Nayi in...
16/06/2026

Topic :Yashonela emhlane eyami ingane ngiyisa eclinic ikhahlelwe ubaba wayo esfubeni ngesbhakela ๐Ÿ’”๐Ÿ˜ญ

Woza nendlebe Nayi indaba Manjomane Mina ngazalwa nesnyama mina ngaze Ngangena ku kumyeni wami engimshadile

Kushuthi ke sinezingane ezimbili Mina nomyeni wami njalo ekuseni besibambisana sisanda kushada kukuhle yonke into ephelezela ngisho ingane maziya eskoleni engithengele imbali engithanda bandla umyeni wami nakimi ngimthanda ekuthanda futhi nokudla kwami engkuphekile

All the sudden izinto zash*tsha waqala waphuza tshwala meholile engalali ekhaya ingane sezihamba ngezinyawo imagine angisebenzi yey ya nzima impilo ngabikela ekhaya kwathiwa angibekezela Ngakhala kakhulu ngoba akekho owayenozwelo nami

Ngabekezela ephuza ebuya ebusuku esengishaya noku ngishaya phambi kwe ngane uma zikhuza ezikhahlele ngesbhakela ethi angiphume nginuka ikhwapha nomlomo eqamba amanga

Hhay ngale lo Langa angilalanga ngizwe elokunuka kabi ukuthi nginuka ngempela Yini noma ibhadi lami Ngakhala ubusuku bonke lapho

Ngavuka ekuseni ngageza ngaxubhisa ngayamenzela itiye ngalihambisa kuye guess what walikhahlela ngesbhakela Landiza emoyeni wangiphusha ngaphandle ethi angihambe eklameleni lakhe

Ngaphuma nginyobezela ngaya ekhishini Ngakhala ngithe ngisakhala kanjalo Wangena wangidonsa ngeskibha wangisa eklameleni lakhe wangihudula phansi ngisuka amanzi ngempahla zami engiziqgokile etiye

Ngakhala wangidonsa wangikhipha futhi Ngahlala emnyango ngezwa ekhuluma efonini nenye intombazane

Ngake Ngasukuma ngasula inyembezi ukuthi kanti ngishawa nje indaba inentombi

Yey waphuma esenconsa eya emontweni yakhe ingane yami yokuqala yamvimba Yacela imali wayikhahlela ngesbhakela esfubeni Cabanga ngoba inenkinga vele ye asthma Kodwa wangaba nandaba Nayo ingasakwazi ukuphefumula

Ngantanta endlini ngigeza ukuze ngizame ukumusa emthola mpilo yey yakhala ingane yami ngiyibelethe isho nokuthi wangibulala ubaba mama Zavele zehla inyembezi Kimi ngaze ngafika estobhini ngamusa lutho ngamusa Lutho

Ngaze ngahamba ngenyawo ngibheke emtholampilo engathi ngifika khona ngifa ukukhathala plus uyasinda lapho ngikhuluma ngomuntu ona 8 years

Guess what ngathi ngimehlisa ababaza wonke ama nurse nabantu ababehlezi ezitulwenk kwehla nezinyembezi amanye ahamba Eduze kwami ebambe umlomo

Iyaqhubeka

Guys kuya ngenhlanhla yakho Lana buka nje kushesha kanjani Ningasali link on comment section
12/06/2026

Guys kuya ngenhlanhla yakho Lana buka nje kushesha kanjani

Ningasali link on comment section

09/06/2026

Yoh SA ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ’”

Put R20 on Lucky Jet after salary...
Casually waiting for 10x...
It crashed at 1.01x. TWICE IN A ROW.

Is Lucky Jet rigged or am I just unlucky?
Comment "RIGGED" or "UNLUCKY" below ๐Ÿ‘‡

Just won this ku 3 hot chillies Nawe zama inhlanhla yakho ka 1 win click the link and register https://lkts.pro/c4eae4 P...
09/06/2026

Just won this ku 3 hot chillies

Nawe zama inhlanhla yakho ka 1 win click the link and register https://lkts.pro/c4eae4
Promo code :MANJOMI2

Bukani guys someone win 27k bet ngo R15 kusebenza umsamo wakho lana mhlampe nowakho unenhlanhla njeNgeke zama I phela Na...
09/06/2026

Bukani guys someone win 27k bet ngo R15 kusebenza umsamo wakho lana mhlampe nowakho unenhlanhla nje

Ngeke zama I phela Nayi link kuma comment

Happy birthday my princess Okuhle Kodwa uqhubeke nje nemhlonipho yakho mom loves you โค๏ธ๐Ÿ‘๐ŸŽ‚Wish u "MaMthethwa wenu" a happ...
09/06/2026

Happy birthday my princess Okuhle Kodwa uqhubeke nje nemhlonipho yakho mom loves you โค๏ธ๐Ÿ‘๐ŸŽ‚

Wish u "MaMthethwa wenu" a happy birthday ๐ŸŽ‚๐ŸŽ‚๐ŸŽ‚โค๏ธ

ใ‚šviralใ‚ท

ใ‚š

Address

Empangeni

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Manjomane Stories posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Manjomane Stories:

Share