Mpongo TV

Mpongo TV This is an official page of Mpongo TV News around South Africa

12/08/2026
12/08/2026
12/08/2026
kubikwa ukuthi izofihlwa ngosuku lwesabatha inkosi yamagcokama ,umculi kamaskande .Rip mfokadlamini
12/08/2026

kubikwa ukuthi izofihlwa ngosuku lwesabatha inkosi yamagcokama ,umculi kamaskande .Rip mfokadlamini

12/08/2026

BAPHUTHUME ENDAWEN YESGAMEKO BEYOSIZA KULIMALA USCEBI😭💔🕊.

Kusize uKhuzani, Sgwebo sentambo kanye noNtencane ukulekelela ukuvikela izinto zomculi odlule engozini yemoto izolo 🕊💔.

Baphuthume endaweni yesgameko ngokushesha abaculi abezwe ukuthi sekunengozi ethinta uzakwabo baphuthuma khona ngokushesha ukuyobheka isimo. UNtencana echaza emsakazweni oKhozini FM uthe " Ngifonelwe umfowethu uSgwebo sentambo wangibuza ngohlobo lwemoto ehamba uScebi ngaqinisekisa ukuthi yiyo wabe esethi angizame ukuxhumana naye ngimhlole ukuthi ukahle yini. Nangempela ngenze njalo ucingo lwabanjwa omunye umuntu wabe esengichazela ngokwehlile, ngibe sengifonela umalume wakhe uThuthani."

Uqhube wathi ube esefonela noKhuzani ukuze bephuthume endawen yesgameko ukuyogada izinto zalomculi ngoba abantu kuthiwa bese bezibheke ngamehlo abomvu🥲💔.

Follow Zwide Media

Address

Emacekane Area
Empangeni
3880

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mpongo TV posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category