
19/02/2025
Tjooo
Ufunwa uthuli uMqwayizi olume isitho sangasese soMlisa ngesikhathi emenza ucansi loMlomo
Akatholwa namanje uMahosha ohlanganise amazinyo omhlathi isitho sangasese se Klayenti namuhla ngezintatha ngoba kubangwa indaba yemali ebekuvunyelenwe nayo endaweni yase Nqamakwe esifundazweni I Eastern Cape. UMlisa lo uphuthunyiswe esibhedlela kukubi igazi ligobhoza. Ngokusho kozakwabo balowesifazane bathi ucansi loMlomo Luba uR100 ihora loMlisa uvele washintsha sekusele imizuzu kuqedwe wathi akanawo u R100 kodwa uno R50 abaxoxisane ngesaphulelo ila kuqale khona inkinga kusho abangani bakhe. LoMlisa ubekhalisa okwengane ngenxa yobuhlungu abebuzwa , kusize ukuthi azame ukumkopolota iso ukuze amazinyo akhe ayeke isitho sakhe sangasese ngoba iso lakhe lowesifazane belibomvu klebhu ngaphambi kokuthi abaleke. Amaphoyisa abikeliwe ngaloludaba asembheke kuzozonke izindawo awamtholi