
10/07/2025
Sebeqalileke
Izinhliziyo zibuhlungu 💔 kwabakuleli kwazise inkontileka ka General Mkhwanazi iyaphela ngonyaka ozayo ðŸ˜.
Umuntu onamandla okuyivuselela umongameli u Ramaphosa 🥲 abantu bayazibuza bayaziphendula Kwazi uzoyivuselela yini 🥹.
Kanti emveni kokuba u Mkhwanazi aveze amahlazo abathize, 🫡 iqembu le MK likhiphe isitatimende lifuna liqale phansi icala lika Ramaphosa le Phalaphala 🤔.
Mucabanga izovuselelwa inkontileka ka Mkhwanazi 🤔. Phela ilapho kyobonakala khona ukuthi abaholi banikhathalele noma cha 💔.