Harding KwaMbotho News &Sports Recreation

Harding KwaMbotho News &Sports Recreation We Deal with Local sport⚽,news,Artist, Political Parties &Weather service🌬️
And podcast live🎤

Ingane itholwe ehlathini ishiwe umama wayo oyi ntombazanyana ena 16 years emvaka kokuthi anqatshelwe ukuya ebhishi njeng...
16/12/2025

Ingane itholwe ehlathini ishiwe umama wayo oyi ntombazanyana ena 16 years emvaka kokuthi anqatshelwe ukuya ebhishi njengoba kumhlaka 16 uhambe ngankani noma sevemkhumbuza kuthi uzele... Uyithathe kahle engathi uyohlala nayo akasahambi kanti uyoyilahla ehlathini 😢😢😢😢😢😢😢💔💔💔💔💔💔

15/12/2025

URGENT: 🚨Police are hunting for r**e suspect Siyabonga Sikhulumi who escaped from Tayler Bequest Hospital in Matatiele. 🚨He's considered dangerous - DO NOT approach.

15/12/2025

Dear matric of 2025
You have the right to remain silent because everything you say will be used against you on 13 January 2026.

Sitholakele sesishonile Isangoma/ mthandazi kuthiwa besothandaza lapho e Hidelberg emufuleni kuthiwa kubonakale ngezimpa...
15/12/2025

Sitholakele sesishonile Isangoma/ mthandazi kuthiwa besothandaza lapho e Hidelberg emufuleni kuthiwa kubonakale ngezimpahla ukuthi Khona umuntu ominzile la bafika abatshuzi bamtholw.

Umdeni wakwaNdlovu e Eastern Cape ubone into ongakaze uyibone.Umdeni wakwaNdluvu e Eastern Cae wangcwaba umuntu bezitshe...
30/09/2025

Umdeni wakwaNdlovu e Eastern Cape ubone into ongakaze uyibone.

Umdeni wakwaNdluvu e Eastern Cae wangcwaba umuntu bezitshela ukuthi ngumama wabo kwathi Uma kuhamba isikhathi umama wabo watholakala emakhazeni futhi. Umama lona wabanjwa wukugula kwesikhashana waphuthunyiswa esibhedlela esiseduzane washona wayiswa emakhazeni, nabo abazi kwaphambana kuphi baze bangcwabe umuntu okungeyena.

17/07/2025

I'm on the weekly engagement list for Simphiwe Sgalamba Mthethwa.

24/06/2025

USA 🇺🇸 Izozisol

18/06/2025

Wabona ngan ukuthi uvune okutshalile kuleyongane oyzele?😂

GREETINGS ADMIN PLEASE POST FOR ME!🙏I'm looking for people who need cars and house but have under debt review namuhla ng...
05/06/2025

GREETINGS ADMIN PLEASE POST FOR ME!🙏I'm looking for people who need cars and house but have under debt review
namuhla nginilethele usizo lwakwa DCI Version 2
Pietermaritzburg ku boshoff street 219 Sisiza abantu📠 abanezikolonti noma ngabe simali engakanani ngyakusiza kune office eMaritzburg But Noma ungekho Around PMB Syakwazi uKuk Register Online noma ngabe esemonto noma ngabe u Blacklisted 🔥si remove nama accounts wakho amadala syaku clean ngicela if ufuna ukwaz kancono ngicela u whatsapp le number 0839604104 igama lami AMAHLE DCI Ngyabonga bahlali🖥️🖱️

Facebook Ma Ba Ye Ni if you don't use whatsapp 🙏

Uzongcwatshwa  ekhaya oLundi endaweni yaseNhyngwane uSlindy owahamba ekhaya eyothwala iziqu, wabe esetholakala eseshonil...
24/05/2025

Uzongcwatshwa ekhaya oLundi endaweni yaseNhyngwane uSlindy owahamba ekhaya eyothwala iziqu, wabe esetholakala eseshonile enamanxeba okugwazwa.

18/05/2025

SA political parties anenkinga enkulu. Umuntu ongafundile kanaGrade 12, kana skill but usePhalamende uyophatha izifundiswa. Ukumasipala uphethe ama portfolio aykhona bakwethu. Yiyo lento eyenza izwe libhede kanje isikole kasikho. Education ibalulekile bo.

Address

Harding

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Harding KwaMbotho News &Sports Recreation posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share