18/08/2026
UJacinta Ngobese-Zuma Uthi Bazokuqhubeka Nokumasha Nokulwela Lokho Abakholelwa Kukho, Noma Kungasala Abantu Abane (4) kuphela.
Uthi ukuba khona kwabantu abambalwa emibhikishweni akusho ukuthi bahlulekile. Kungcono baqhubeke neqembu elincane kunokuthi bayeke ngokuphelele.