Zulu short stories

Zulu short stories I want to teach lessons about life but mostly about consequences that we come across to

27/08/2023

💙💚Good Morning zithandwa zami ..Nginibhalele yini namuhla???

Noma aninasikhath nisezinkonzwen😊☺

24/08/2023

❤️ Nonhle No Ayanda ❤️
🌏Part 17🌏
Esbhedlela 😥
Wafika ngempela ukhumalo esbhedlela wazithela kuThemba owayehleli ebhentshini umbona ukuthi uyakhala😭😭😭
Themba:Kodwa Mina Ngenzen Kulomhlaba kathixo ...Kodwa Nkosi Kungani😭😭😭
Khumalo: Khululek ndodana kolunga Ngcela uqine njengendoda
Themba:Awu Bab Khumalo ufike Nin lapha😊😊
(Kwakumjabulisa ukubona ukhumalo Phela vele Kade bagcinana)
Khumalo:Ngsandukufika ..awuyeke ukukhala ohlekwa abafazi
Themba:baba Yazi angikhohlwa namanje ukuthi uLizwi Akayona Ingane Yami
😭😭
Khumalo:Yey Umbhedo lowo Uma kungeyena owakho then okabani🙆...Oooh s**t Sipho
Themba: definitely Yes🙆
Khumalo:kodwa wangenelwa yini Lomfana waakaKhanyile no Lungile usezikhindini ngenxa yakhe
Themba:Sengithembe Yena ke ukuthi ophilisa lengan yakhe Phela mina angyon match
Khumalo: ucabnga ukuthi kovuma Vele lokhu
Themba:kuyamphoqa ..sengimthumele imassge
Khumalo: Asethembe ndodana.. okwamanj asjike ekhoneni syobamba ukudla nasekhaya nghambe sengphuthuma. (ngempela bahamba bayodla noThemba waqaqeka kancane plus wayenamahlaya uKhumalo )

KwaSipho 😠
(Wazithela Phezu ko Wele..)
Bobabili: Suprise!!😅😅
(bathuka ema bebona igazi phansi ..sebethuswa nawubona umamthembu Kant uphi umawabo)
Nkosenhle:Dad what the hell happened here😥Where is mom!?
Nkoskhona:Mom!Mom!
Sipho: Arrested for trying to kill your sister liziwe
Nkosenhle:My Mother is arrested and you here 😫😫
Sipho:What should I do then my lady
Nkoskhona:Baba you have connections go help her forgodness sake🙄🙄
Nkosenhle:Nx Anyway yekela qhubeka usale nalobondindwa wakho🙄🙄
Nkoskhona:And Then what's up with that uyithathaph lento oyishoyo Enhle
Enhle:Mom Voice called me that's why I said we should come back ... enough with questions let's go to the police station
Mamthembu:Sipho uzothula lezingan zakho zingidelela kanje😠
Sipho:Ay Fuseg Wena
(Bamshiya Kanjalo Emile baphuthuma epolice station ...uSipho wakhuluma nabangan bakhe abangamaphoyisa badukisa I docket kaLungile.

24/08/2023

💛 Nonhle No Ayanda ❤️
🌏Part 16🌏

Wahlala kwaze kwasa chi UThemba..
Dkt:Sawubona Bab Khanyile😊
Themba:Yebow Dokotela Akufani ..Ngabe uyalulama nje kodwa uMtanam😥
Dkt:Uzolulama kodwa sodinga umuntu ozom donethela igazi wophe kakhulu 😥
Themba:Argh Ubala Lolo ngkhona ngubaba wakhe singakwenza Namanje😊
Dkt:Okay Please follow me😊
(Nalapho bahamba bayothatha igazi lika Themba bamtshela Ukuba basayolihlola Ukuba Liya match yini😥)

Kwakhumalo 😅
Kusekuseni bahleli etafuleni badla ukudla kwasekuseni ...Kwabe sekukhala ifoni ka Khumalo wayoyiphendulela phandla)
Mnotho:Bab Mncane uMam Lungile uboshiwe udubule Ingane kamamthembu kuthiwa ubabambe benza ihlazo😞
Khumalo:Hawu😫Angyazi Leyondaba an noThemba Akashongo Lutho No Sipho Vele asisafonelani😠😠
Mnotho:Kuthiwa Bebedla isidlo sasihlwa ilapho izinkinga ziqale khona
Khumalo:Awungyeke ngalowoSipho uphi Pho manje UThemba but am sure ukuthi usesbhedlela kwimanje Awuthi ngyombhka
Wavala ucingo waphuma segijima wangatshela Ngisho nokuthi kwenzenjani
Winnie:Aybo Mtungwa 🤨
Khumalo:Sobuya sxoxe
(Ukhumalo wazithela kwintombazanyana encane ihamba ithithiza ithi iyatotoba..
Khumalo:ngingakusiza ngani🤔
Nonhle:umh .umh ...
Khumalo:aaaah Hamba kulowamnyango ngyaphuthuma am sure uzobona o Amahle
(wasuka wagijima wamshiya Emile Kanjalo ..Kanti uWinnie uyabuka wamangala ukuphinda abone lentombazanyana ayibona esbhedlela
Winnie :Woza ngapha😊
Wamangala uNonhle Waze wathuka wayozigxumbuza kwi swimming pool ngephutha😅😅...waphela insini uWinnie kwaze kwaphum Amahle wamsiza

KwaSipho😠
USipho wama emangele Kanjalo esangene.. Ezibuza ukuthi kanjani..Yena uThemba uzoyithola kanjan lendaba
Mamthembu:WeSipho kmele siye esbhedlela manje angaz uthithiza nje ugibele isitimela esi wrong yini
Sipho:wonke uthule for once😠😠Ubuthule Len Sonke leskhathi😠Hee
Mamthembu:Ey Angfun Ungadakelwe mina ..
(Wacasuka wathi uphakamisa isandla kwakhala a Bell emnyango wahamba Waya emnyango
Sipho:okay !! okay!😠 Kant uban Vele Lona onokha Ngathi akasile

24/08/2023

♥️🥺Angithathe Leli Thuba Ngbonge Kini Nonke Bathandi Bale Page🥺🥺Nokungibekezelela nokunginika ugqozi lokubhala💛

Ama comments enu nawo anginika ugqozi Lokuba ngbhale💚Ngyabonga Ngcela sqhubeke Njalo Noku comment singanqeni🥺🥺

24/08/2023

♥️ Nonhle No Ayanda ❤️
🌏Part 15🌏

KwaSipho
Wangena nezicabha UThemba eladelwa amaphoyisa ngemuva lawa athusa umamthembu no Sipho ..noLizi waphaphama waxakeka Uma ebona ukuthi umawakhe Akekho eduze kwakhe wabuye Wazitshela ukuthi mhlambe usayophuza amanzi
Themba: Lungile!Lungile!Beka lesosbhamu Phansi😫😭😭
Lungile:Sekwanele Themba 😭😭Awyazi Into Engiyibone Ngalawami amehlo
Sipho:Aybo We Lungile Usangene Yini😠(sebephazanyiswe umsindo wamaphoyisa eyesethomekile Emile engazi nokuthi athini🥺🥺
Iphoyisa:cc Ngcela ubeke lesosbhamu Phansi 😭😭
Lungile:Umyeni wami 😭😭😭NoMamthembu ..embheden wami😭😭
Mamthembu:Aybo Nayi Ingulube ingnonela 😠
Lungile:Nginibone Ngawami Amehlo marn !!Musa ukungenza islima Wena mahosha😠😠😠(wabe esemkhomba ngesbhamu ..)
Sipho:MaButhelezi 🥺Ngcela wehlise umoya ...Ngyakcela..
Themba:Oooh Kanti Kuyiqiniso Lokho Bafo😭😭😭Bafo
(Wangingiza uSipho ... umamthembu wesekhala undendende )
Lizi:mAh Is that True?🥺
Mamthembu:Baby ..Baby.. That's not..ezama ukubamba uLizi wavele waniphiza ..
Lizi:You not My Mother😭😭😭You...
(Wavele wadubula uLungile...uLizi waphusha umawakhe kwadubuleka Yena esiswini)
(Amaphoyisa ambamba ngikushesha uLungile bamphuca isbhamu... UThemba waduma ikhanda Uma ebona ingane yakhe igcwala igazi 😭😭😭Lizi!Lizi!!(wambamba NoMamthembu wakhihlwa esikanandi...ngaleso skhathi weyesezisola uLungile 😭😭😭
Sipho: Lungile uyabona Wenzen manje
Themba:Iphutha Lakho nolanondindwa Wakho leli marn (Embamba ngesbhakela ..Babalamula ...Baphuthumisa uLizi esbhedlela uThemba wathi akafuni nakumbona umamthembu eduze kwakhe nezingane zakhe .. uLungile Bamyisa ezitokisini ..😭😭 umamthembu noSipho bashiya bemile Kanjalo .
Mamthembu:Iphutha Lakho lonke leli Kanti bungakhiyanga yini emnyango😠😠
Sipho:Awu Kahle Sthandwa besekuphuthuma😋😋Awuthi Sphinde Phela cha usayiphethe into emnandi
Mamthembu:Wena uyasangana😠😠Ingane yakho isesbhedlela Wena ucabnga ucansi
Sipho:uLizi Phela ingane kaThemba Mina Nghlanganaphi
Mamthembu:Ingane Yakho ULiziwe

24/08/2023

❤️ Nonhle No Ayanda ❤️
🌏Part 14🌏

KwaKhambule 🌻
Nonhle:Unjani kodwa Bhuti Ayanda😊
Ayanda:Ngyaphila Nanarh Wena Unjani😊
Nonhle:Am Fine Now Because You Okay(Phela kuyisiqenqe lokhu)
Ayanda:😅😅Ow😊?
Nonhle: Yebow 😅Pho Ukini Vele Manje usuryt Angithi?
Ayanda: Definitely Yes My Darling 😅
Nonhle:Ngfuna ukubona Ukuthi Unjani ke😅
Ayanda:wo wo wo am fi...
(Kwavele kwaphela ibattrey efonini kaNonhle)
Nonhle:Damn 😞😞
(uLindiwe Wafa insini Phela Kade empopola ..😅😅Waqhamuka sezomnika I charger)
Lindiwe: Looking for This😅😅😋
(Bavele Bahleka bobabili..Nononhle wangapholisa Maseko wayithatha wacharger ..wathi Uma eseyivula yangvela inamba kaAyanda..wacabanga isu lokumbona ..Nhlanhla Leyo lefoni inayo yonke imininingwane yakhe Ngisho me address yakhe wabona kungcono eye khona😅)

KwaSipho
(Waphela Kanjalo umcimbi ..😅😅ngoba uThema wavele wacasuka wathatha abafana bakhe wabashiya Kanjalo umamthembu noLizi Phela babefike nangemoto eyodwa 😫kwabaphoqa Ukuba belale ..uLungile Naye wavele wakhetha ukuyozikhiyela ekamelwen lezivakashi ezidakelwe uSipho walala njengenjwayelo uLizi nomawakhe balala ekamelwen loWele....

Phakathi nobusuku 🤯
USipho Waya lapho kulele khona umamthembu wamvusa baya ekamelwen la Sipho bashaya inkonzo yasebusuku Kanti uLungile ovuswa umsindo kamamthembu🤔🤔Ezibuza ukuthi yini Lena emkhalisa kangaka Noma uyaphupha nje🙄🙄Wazithela 🍆🍑Phezu koMyeni wakhe ekokoshele umamthembu bekhombisa ukuthi bayayifila lento ngempela😭😭😭😭Babengabanikile ...Naye wavele wakhala wabashiya Kanjalo wayohlala ekhishini wathatha iwayini waqhubeka lapho agcine khona 😭😭😭😭

KwaThemba
(uThemba wayelele engalele ephupha umkakhe elala nomfowabo ..ephupha noLungile ekhala njalo Ephethe isbhamu newayini ...wavele waphaphama khona lapho ..wezwa kukhona nezwi ilimtshela Ukuba akahambe eyosiza uLungile..ngempela waphuthuma khona nasemgaqeni wacisha washayish namaphoyisa athi ayamfica wadla phansi bezitshela ukuthi mhlambe isigebengu nje bamlandel ....wafika emzini KwaSipho

24/08/2023

♥️Nonhle No Ayanda ❤️
🥺 part 13🥺

KwaKhambule🌻
Lindiwe:Manje Uzongtshela Nini ukuthi Ucasulwe yini
Nonhle:😥Mah Ngiryt Haw🥺
Lindiwe:Hawu Sbutubutu Sami usuchaza ukuthi mina angkwazi manje😊(ukhuluma nje Emphulula izihlathi uyabona ukuthi khona into emphathe Kabi ...Naye uNonhle wagcina esemoyizela)
Nonhle:😅Okay Okay Mah Ngryt Awu (bagcina sebehleka bobabili...Kwabe sekukhala ucingo Luka Nonhle)..Nonhle Khambule hello..(Phela basebemenzelile nesitifiketi ebiza uKhambule)
Ayanda:Unjani Nanarh😊
Nonhle:Umhh ..😊Mah ngzobuya manje(ukhuluma uyagijima ubheke ekamelwen..wasala emangele nje uLindiwe ukuthi Kazi ubani Lona okwazi ukuhlekisa uNonhle kangaka😊😊😊

KwaSipho
(Bahleli bonke bawumndeni etafuleni )
Sipho:Ehhh. Ngyabonga boKhanyile abahle Ukuba sibe ndawonye siwumndeni Noma nje Laba owele bengekho kodwa akusenani ..
Lungile:🙄Blah ..Blahh..Blahh...(Phela wayesedakwe iwayini😅
Sipho:Aybo WeMaButhelezi😠
Lungile:asiphelele Uma ukhumalo Engekho Nomnden wakhe ...🍻Kusukela Nini baba ukhumalo Engekho Uma kwenziwa izinto laykhay
Themba:Yah Vele kwenziwa Yini🍻🍻
Sipho:Aybo imihlola yini Lena n**i izingulube zinginonela🤔😞😱...weMa...
Lungile:Ubatshele nokuthi uyangshaya Vele😞😥😥😥
Mamthembu:Lizi..Lindo..Hambani ekamelwen 🙄
Themba:Wena Yikho Lokho Okwaziyo Njerh ..Ikahle Kahle Wena uyafana No Sipho Imiqondo Yenu inse😫..Wena njalo Uma ngkhuluma nobhuti uyaphuwula Ikahle Kahl zishaph ngani ...Heee
Mamthembu:Ey Ey Ey Lalela weThemba Ungadakelwa Kimi 🙄
(Kwaba akaqedanga UThemba wamphahlaza ngempama ..zavele zabaleka ingane zaya ekamelwen 😥😥
lungile:Ay Ay Nawe usayabheda ke manje Themba 🙄
Themba:Phela Lona Uma ngingamshayi uzongigibela ekhanda😠😠

Isaqhubeka 😭

31/07/2023

❤️ Nonhle No Ayanda ❤️
🥺 Part 12🥺
KwaKhanyile
UThemba Usebuyile Nasemsebenzini uhleli nje uyazibuza ukuthi Kazi kwenzakalani Ngo Sipho
Mamthembu:Hawu Baba wabukeka ujulile nje😊
Themba:Ay Akukho okutheni Mamthembu 🙄 Bengfun kukwazisa ukuthi Ngo 7 nilungise no Lizi Siya KwaBhuti Omdala namuhla
Mamthembu:Hawu 😊Vele Kade sagcina sengjahe Kabi ..awuthi ke syolungisa ngoba Vele seku 6:30 Manje ..Ayy Kombe No Lindo ba...
Themba:ungazikhathazi ngabo ngbaqashele umuntu ozobenzela konke skhuluma nje bayagqoka abafana Bami😊😅
Mamthembu:Hawu 🤔Ulizi Pho Yena
Themba: Ukhona nje Wena
(Ukhuluma nje uyahamba Naye seyogqoka )
Sohlangana emotweni ke or Wena ohamba no Lizi ngeyakho??
(Wavele wathula umamthembu Phela uyaqala ukubona umyeni wakhe esangen kanje ..wasala ekhamisile Kanjalo)

Kwakhumalo
Khumalo:Ey Ngyabonga Donda Ngokuba ube yindoda uqine ukuze usheshe ululame
Ayanda:Awu Bab Enough manje am not dead am fine😅
(Bahleke ndawonye😂😂 bewumndeni Phela babehleli kosofa ..ngalenkthi kukhala ucingo Luka Amahle)
Amahle:Amahle Khumalo Hello
Efonini:Mmmh Eish Sorry Cc Uwrong Number 😫
Amahle:owk No Problem bye
Winnie:And Then
Amahle:Aurgh mAh it's a girl an she said it a wrong number
Ayanda:A Girl?🤔
Amahle:Yeah🙄
Ayanda :Owk so let's me go to rest will Check you after minutes...mama iphi leyafoni Yami endala khona izinto engizifuna kuyo
Winnie:umh Sweetie Ikuma drawers akho nje
Ayanda:You the best you know
(Emqabul ishlathi etotobela ekamelwen lakhe)
Khumalo,:Mzilikazi kaMashobane😅

KwaSipho
Lungile:Manje Baba uthi kungani ungamumemanga ukhumalo
Sipho:😠Ey Ey WeMaButhelezi awuyeke ukungcasula Wena uyangizwa ..ungumfazi olalela okushiwo yimi nxx
Lungile:sufuna ukwenza odume ungazo Vele😭 Khululek mina angsenandaba nenduku yakho kodwa unkulunkulu uzongphendulela Sipho
(Wamshiya Eme Kanjalo ..lawo magama kaLungile ahlala enhlizwen Waze washaya iglass ayephuza Ngayo odongeni😠)

Isaqhubeka😭

07/07/2023

❤️Nonhle no Ayanda❤️
🍫ParT 11🍫

Emsebenzini🤦
UThemba uhleli ehovisi lakhe ucabanga ngaleli phupho avuke nalo ekuseni kusa kodwa akakwazanga ukutshela umkakhe ngoba baxabene ...esacabanga kanjalo kungene umfowabo omdala uSipho ..ungena uhamb ushaya ikhwela uyambona nje ukuthi uneme lomuntu😅
Themba:😏Wajabula kangaka thina kusbhedela kangaka yini ngawe UMaButhelezi ukuphindele amawele yini😏
Sipho:😅Ungazodlala lapha wena umkami semdala kabi nokuzala izingane nezingan zam zingathini nje
(Ukhuluma uhlala phansi ugoqa kahle nejazi lakhe akhiphe nama gloves awafake ezandleni amnyama ..uhlezi ewafakile kodwa uma efika kumnden wakhe uyawakhipha)
Themba:😫Ey Bafo akuhambi kahle Bhut Omdala Ngphupha kabi kulezinsuku marn
Sipho:Awu suqale lezinto zakho zabathandazi nani nani ke manje🙄
Themba:no Bhut omdala its serious this time ..i mean it
Sipho:urgh angzelanga lokho ke mina ..ngizele ukuzonimema namuhla nomden wakho sidle ukudla kwasihlwa kade sagcina ukuba ndawonye nje
Themba:Awu 😀Kuzobe kukhona noBhut Khumalo Angithi
(Avele ashintshe ebuswen same time)
Sipho:cha lento eyomndeni wena fika finish an klaar futhi yeka ukulokhu ungicefezela ngo Khumalo mina)
Themba:Bhut😲
Sipho:nxa Awusale lesi syoyoyo
(Asukume amshiye kanjalo noThemba wasala emangele phela uKhumalo befana nobaba kubo labantu bobabili phela nguye owaqala konke wase efaka uSipho )

Esbhedlela🏥
Dkt:uAyanda namuhla siyamkhipha useluleme kahle manje ☺️futhi uyabonakala ukuthi uyindoda eqinile ngempela kube bekungomunye ngabe usemakhazen
Khumalo:Phela thina singo Mzilikazi BakaMashobane☺️
(Wayesehambe wabuya futhi wabuya wangakhombisa lutho )
Winnie:Syabonga vele besesilungisile besesilinde amaphepha okuphuma
(Nempela wabanika uDokotela Bamuka ..emotweni bahamba uAmahle no Sbahle abakhulumisani😅 futhi baze bafika endlini bezithulele nje)

KwaKhambule🥺
Nonhle:Mama ngyaxolisa uku...
Lindiwe:☺️Yimina okumele axolise lapha Nana khululeka yazi bengqala ukukubona uhleka kanjeya umazelaphi lowamfanyan
Isaqhubeka

07/07/2023

❤️UNonhle No Ayanda ❤️
🤦part 10🤦

Kwi Warehouse🏚️
Khumalo:We Madoda Akube Ningibizele Into Esile ke lapha indodana yami isengcupheni kabi Nani niyabona
(ukhuluma Nje Uhlala Phansi Estulweni Sakhe Abafana bakhe Bamvulel iscreen)
Mqhele:Bab Mncane Yazi Mina Angboni Ukuthi Izokuphatha kahle Lento Ngcon...
Khumalo:Wemfana Lalela la..
(Wasukuma wambamba ngamawashini🙇)
Mnotho:Awu Bab Mncane Okay Okay Ngzovula
(Ukhuluma seyphethe ne remote wamvulela wamdedela uMqhele ..Ngalowo Mzuzu Ukhumalo wavele wezwa Izinyembezi zogobhoza kuhle komfelokazi,😭😭Uthuswa ukubona umngani wakhe omkhulu kunabo bonke akhula naye emgwaqeni kanzima beshiwe abazali 😭)
Mqhele:kodwa Bab Mncane Ngshi...
Mnotho:Oke Uthule Nje Bhut Omdala For Once Please😠
Khumalo:Khanyile! Khanyile!
(Lezi ke zingane zikamfowabo omncane owashona nakhona wahlaselwa endlini nomkakhe izingane bazeqisa uMqhele No Mnontho Bakhuliswa Nguye Ukhumalo)

Esbhedlela🏥
Lindiwe:umh Sisi Sawubona Awukaze uyibone Intombazanyana empofu nje Ezothile🤦
Lungi:umh ....ezama ukucabanga......
(Kuse Reception ULindiwe Secinga uNonhle Manje usesangene)ow Uku Ward namba1 uma ujika ikhona (esho Emkhombisa ngomunwe vele kwakuseduzane nje🥺
ULindiwe Wamangazwa Ukuthi laba abame Ngaphandle Bapopola ini😂😀Baze Bahleka bodwa 🤷🤷
Lindiwe:sanibonani☺️
Bathuka bobathathu UWinnie nezingane Zakhe
Winnie:😮Umh Sawubona Sisi(ekhipha isandla sokuxhawula)
Lindiwe:😅Umh Ngyapla Ngihamba Ngicinga ingane Empofu
Sbahle:umh there she is(ukhuluma uyamkhomba lapho agegetheka khona no Ayanda😅
NaYe Wavele Wathuka phela akakaze abone uNonhle ehleka kanje ungaze uphike ukuthi khona into eyenzekile
Lindiw:Nonhle!
Nonhle:Ma!😯😯😲😳
(Wathuka Wama wamangala wangazi nokuba athini)
Lindiwe:Asambeni !..Manje Nonhle!
(Akabange asaphinda bahamba)
Amahle:You Know How To Spoil A mood Hey🙄🙄
sbahle:Ooh Shut Up 🙄🙄That girl is too cheap and Young For My brue🙄
Winnie:Sbahle Your Language😠
Amahle:urgh Lento Ayiphili
Ayanda:Mah!(ememeza Ngaphakathi)
Bahamba bayakuye🥺

19/05/2023

Emortuary 💦😊❤
Ayanda:Nkosazana wagcina usale kanjani kodwa ekhaya
Emamatheka kancane
Nonhle:Ngasala kahle bhut A..Aaa
Ayanda:Ayanda 😊Sungkhohliwe njalo
Nonhl:Awu chabo bhuti ngingakukhohlwa kanjani wangisiza kangaka nje
Ayanda:Bengfuna ukukwazisa ukuba ngisesbhedlela
Nonhle :Hawu bhuti kwenzakaleni..esbhedlela kuphi
Esho ngilonokukhala phakath naye akazi kungan ekhalela lomuntu angamaz
Ayanda:kwaHlabisa.......
Washo wayivala uNonhle phela naye wayekuso lesibhedlela oLindiwe babesayothenga okokphuza
Waqonda kwi reception wabuza ukuba abamazi yini umfana okuthiwa uAyanda..kodwa kwamele asho nesibongo kant seskhohliwe
Nonhle:eish damn wabheka efonini lenamba ekade ifona wath yayfonela ayikho ietaym
Wavele wakhala wajika watshela locc ukuba makayeke
Wathi eseyothatha ikhona lomnyango wambiza locc amehlo segcwele izinyembezi
Usisi:usho UAyanda Khumalo ingane kaDkt Khumalo
Wamane wavuma nje sekhohliwe yena
Kodwa wamphelezela wamshiya emnyango nenhlanhla wamfica eyedwa occ bakhe babesayothenga ukudla nabo
💦❤kwavele kwaphela izinhlungu ku Ayanda uma ebona leli Yellow bone eliphambi kwakhe elisho ngefaca leli kade eliphupha Kodwa wakhumbula iminyaka kaNonhle wanonda
Nonhle:kwenzakaleni ngawe bhuti 😢..ubani okwenze njena usho uyambotobotoza
Ayanda:ouch Nonhle uyangithunuka phela 🤗🤗
Nonhl:uxolo
Avele abheke phansi..uAyanda azibuze ukuty why ezohlanyiswa ingane ena 15 shwele
Ayanda :uluke kahle
Nonhle:au Ngempela Bhuti 😊Ngyabonga kakhulu nawe umuhle noma usezinhlungwini
Ayanda:Ngyabonga Pho ufike kanjani lapha
Nonhle:bengizobona ugogo okokgcina
Ekhuluma ngokunganaki phela ingane lena
Ayanda:uchaza ukuthini
Nonhle:she passed away
Ayanda:Kodwa you look okay nje ngath akwenzekanga lutho
Nonhle:sometimes akusizi ukukhala
Wambuka njalo belokhu bexoxa kanti sebebacothomele ngaphandle oSbahle kade bagcina ukubona uAyanda ehleka kanje noma esezinhlungwini pho noWinnie wamangala uma ebona lokhu nokho wabona ukuty lengane axoxa nayo incane
Iyaqhubeka

Address

P. O Box 578
Hluhluwe
3960

Telephone

0797189220

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zulu short stories posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category