Nojikela Anele Media

Nojikela Anele Media Bhala noba yinton ofuna siku postele yona. Nendaba ziyafumaneka kwalapha

Endaweni yase Masukwana ngenzansi kwe ground Bhobhonono( uma udlula ka Mpanza estolo) emfulen phezulu sekutholakale umun...
28/11/2025

Endaweni yase Masukwana ngenzansi kwe ground Bhobhonono( uma udlula ka Mpanza estolo) emfulen phezulu sekutholakale umuntu oshonile nomzimba wakhe usuwonakele nekhanda alisekho, akasabonakali nhlobo utholwe izingane ekade ziyodoba. Ufake izicathulo ezimnyama neblukwe eli nayv.

Amaphoyisa asefikile endaweni yesgameko.

please follow 🙏
eNgquza ⛰️

kona indida lena
23/11/2025

kona indida lena

UAmahle Thabethe owalahleka ngoApril 2019 kubonakele owase Bangladesh enze ivideo emvezile wamthatha kuleli wayomthumbela ngakhona. umndeni usuxhumene namaphoyisa

amakula azosibulala kancinci kancincilana kuse Lidgetton kwesinye sezitolo esaziwa ngokuthi kukwa makoti lesithombe esan...
21/11/2025

amakula azosibulala kancinci kancinci

lana kuse Lidgetton kwesinye sezitolo esaziwa ngokuthi kukwa makoti lesithombe esanamhlanje.

eNgquza

Ubaba wami wancwatshwelwa emanzini💔😭⚠️Yazi s**e sabanenkinga ekhaya sikade sidlulelwe ubaba emhlabeni kwathi ngosuku lwa...
20/07/2025

Ubaba wami wancwatshwelwa emanzini💔😭⚠️

Yazi s**e sabanenkinga ekhaya sikade sidlulelwe ubaba emhlabeni kwathi ngosuku lwakhe lomncwabo imvula yayina ngalendlela exakile.

Izinsizwa ezazimba zazigwele udaka umzimba wonke zinethwa imvula zigodola okwaba buhlungu amakholwa ayesetendeni eziculela egcwaba enethile wona Kanye namalungu omndeni.

Izinsizwa zalimba zaze zaliqeda igodi ezinye zagcina sezokhosela ngaphansi kwezihlahla phela zibalekela imvula .
Kwase kucelwa mina ukuthi angiye kocela umzimba ngaphakathi ngoba imvula ingena egodini amanzi ayagcwala.

Nebala ngiye ngfice umfundisi eshumayela ngingene ngikhuluma nomama umama athi angikhulume nomfundisi umfundisi abuke iskhathi aqede athi kusekahle asingajahi iskhathi sakhe njengamanje.

Ngibuyele ezinsizweni umangfika amanzi agcwele umgodi bazama ukuwakhipha ngamabhakede nebala ayabaxaka babuze uphi umzimba ngichaze iningi lezinsizwa livele lidube lihambe abanye babuyele etendeni beyoncenga umfundisi nebala anqabe umfundisi.

14:00 abesethi klungile singamthatha umufi simyise endlini yokugcina lapho masifika egodini amanzi agcwele akhuza impisi isinsizwa sezize zaduba kusele ezimbalwa bazame ukubamba ibhokisi bashibilikiswe udaka liwe ibhokisi liphoseke egodini licwile emanzini .
Sizame ukulikhipha shluleke sivele siphose inhlabathi sigqibe.

Manje ubaba ngimuphupha emi esangweni nolowa mfundisi benethwa yimvula angsazi noma sengyahlanya yin kodwa emaphusheni ubaba uvela egodola

Cela usizo ngenzenjani 🙏

****Uma ufisa ukukhangisa ibhizinisi sithinte ku inbox ****

Address

Lidgetton
Howick

Telephone

+27604349089

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nojikela Anele Media posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share