Hlophe-Rsa

Hlophe-Rsa Gambling
Journalists
Izinkondlo
Job vacancies

KEASHUBA: UGeneral Rudzani Maphwanya, oyiNhloko yeSouth African National Defence Force (SANDF), usethole ukugxekwa ngemu...
15/08/2025

KEASHUBA: UGeneral Rudzani Maphwanya, oyiNhloko yeSouth African National Defence Force (SANDF), usethole ukugxekwa ngemuva kokuvakashela e-Iran nokwenza izitatimende eziveza ubumbano lwezepolitiki nezwe. Ngokwemibiko, uMaphwanya uthe iNingizimu Afrika ne-Iran banezinhloso ezifanayo, wazwakalisa ukweseka abantu abacindezelwe emhlabeni wonke, waphinde wagxeka izenzo zama-Israyeli eGaza.

Ukuphawula kwakhe kubangele UKUHLEHLA koMnyango Wezobudlelwano Bamazwe Ngamazwe Nokubambisana (i-DIRCO) kanye Nomnyango Wezokuvikela ugcizelele ukuthi inqubomgomo yezangaphandle iyilungelo likaMongameli futhi ayibonisi izikhundla zikahulumeni ezisemthethweni.

IDemocratic Alliance isiphakamise ukuthi uMaphwanya avele enkantolo yezempi ngokwephula ukungathathi hlangothi kwezempi. Ihhovisi likaMengameli uCyril Ramaphosa lichaze lolu hambo “njengolungenaseluleko esifanele,” lathi kuzolimaza ubumbano ne-United States.

Ngokusho kokhulumela uMengameli uVincent Magwenya, uMengameli ubengazi ngokuvakasha kukaMaphwanya. UMaphwanya kulindeleke ukuthi anikeze izincazelo ku-DIRCO kanye noMnyango Wezokuvikela uma esebuyile.

゚viralシypシ゚viralシhtag

July my July.
27/07/2025

July my July.

The Zimbabwe government says it won't fund the medical bills of its citizens in South Africa.

South Africans you should stand up for your self, cuz our government failing us alot. Lento ayikho ncane inkulu kakhulu,...
16/07/2025

South Africans you should stand up for your self, cuz our government failing us alot. Lento ayikho ncane inkulu kakhulu, if singavuki emaqandeni sophapha sihlupheka, sivele sihlupheka unemployment rate here south Africa iphezulu. But only to find out illegal foreigners are working.

Le eyenu bantu abasha base south Africa, let support those who are fighting against illegal foreigners until is to late.

March and March

Operation Dudula

Mk labour desk

Asisekho skhathi sokubuyela emumva manje, makuliwe makuliwa.

How about ingane zethu ezikhulayo if kwathina sisokola kanje, basivala amehlo ngo R370 grant. That's not enough for living. We want job stop employing illegal foreigners, stop illegal immigrants. Let unite as citizens of south Africa



South Africa’s 🇿🇦 Home Affairs Minister Issues Warning to Undocumented Foreign Nationals🚫Home Affairs Minister Leon Schr...
14/07/2025

South Africa’s 🇿🇦 Home Affairs Minister Issues Warning to Undocumented Foreign Nationals🚫

Home Affairs Minister Leon Schreiber has issued a firm warning to all individuals residing in South Africa without valid documentation.

He urged undocumented foreign nationals to leave the country voluntarily before law enforcement and immigration authorities take action.

“The message is clear: those who are in South Africa illegally must self-deport. Failure to do so will result in our department initiating the necessary legal processes to ensure compliance with immigration laws,” Schreiber stated.

KZN Police leader by the example, sekugasele amaphoyisa lapha Mlazi endaweni eyaziwa nge chop shop. ekukhandwa khona izi...
11/07/2025

KZN Police leader by the example, sekugasele amaphoyisa lapha Mlazi endaweni eyaziwa nge chop shop. ekukhandwa khona izimoto. kanti kubikwa kuth kunama part ezimoto, aqhathaniswa nezimoto ezalahleka ezifunakalayo. kuboshwe abasolwa abathathu. baphinde bavulelwa amacala enkohlakalo, elokukhwabanisa.

uthini owakho umbono ngaloludaba

N**i ezinohlonze mlaleli, uzithulelwa Thumbeza.Kubikwa kuth Donald Trump, umungameli wase malika. Usekhiphe isitatimende...
08/07/2025

N**i ezinohlonze mlaleli, uzithulelwa Thumbeza.

Kubikwa kuth Donald Trump, umungameli wase malika. Usekhiphe isitatimende sakhe, esibhekiswe ku mnumzane Ciril Ramaphosa. Kuthi kusukela ngomhlaka 1 August 2025, uzokhulupha % ngezohwebo zaseningizimu Africa. Uthe kuzoba 30% asezowu charge for ezimpahleni ezidayiselwa imelika, ezisuka kuleli likamthaniya.

Engabe kuthini ukuphawula kwakho ngaloludaba

08/07/2025

Senzo Nkambule

ubaba umkhwanazi, uthinte isidleke sezinyosi seziyamutinyela. inesibindi lendoda, wakhuluma kwanyakaza nabangadalulwanga...
07/07/2025

ubaba umkhwanazi, uthinte isidleke sezinyosi seziyamutinyela.

inesibindi lendoda, wakhuluma kwanyakaza nabangadalulwanga, azikhale ngempela ke manje.

uthini umubono wakho ngodaba oluthulwe ubaba wesizwe. General mkhwanazi

Address

Nhlwathi Road
Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Hlophe-Rsa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Hlophe-Rsa:

Shortcuts

Share