Ixopo News

Ixopo News Stay Informed, Stay Connected with Ixopo News - Where You Belong!

Sanibona Mphakathi , kuXwayisa umphakathi Wase Morning Side nezindawo ezisondele Mayele nenkunzimalanga yeMamba ebonakal...
16/09/2026

Sanibona Mphakathi , kuXwayisa umphakathi Wase Morning Side nezindawo ezisondele Mayele nenkunzimalanga yeMamba ebonakale yeqa ngase Bhulohwenii.

Kulungile Lala Mfoka Dlamini ,πŸ™‚β€β†•οΈπŸ’”πŸ•Š
09/08/2026

Kulungile Lala Mfoka Dlamini ,πŸ™‚β€β†•οΈπŸ’”πŸ•Š

Sanibonani , Siqinisekisa Ukuthi kuzoba Njalo Namuhla Kodwa sicela kungathintwa muntu πŸ™πŸΎπŸ™πŸΎ
10/07/2026

Sanibonani , Siqinisekisa Ukuthi kuzoba Njalo Namuhla Kodwa sicela kungathintwa muntu πŸ™πŸΎπŸ™πŸΎ

09/07/2026

Sinani Kulowo Mkhuleko sibazii bonke ubuhlungu bokuhlala Ekhaya ungasebenzi πŸ˜”πŸ™πŸΎπŸ™πŸΎ

uMphakathi Wasofafa Entakama Izolo Buvale umgwaqo ukuba amaTekisi angakhoni ukudlula , Bebekhala ngokuthi Imali Ayikwazi...
03/06/2026

uMphakathi Wasofafa Entakama Izolo Buvale umgwaqo ukuba amaTekisi angakhoni ukudlula , Bebekhala ngokuthi Imali Ayikwazii ukunyuku Ngo R5 kuya Phezulu njengoba kwezinye izigodi ibinyuke Ngo R10 Kuyaphezulu. Abaqhubi bamatekisi Bachaze Bathi Umphakathi kufane uye emagarage uyo Vala khona Hayi emgwaqeni , Awuzangeke usakuzwa lokho umphakathi kanti Namanani agcine ehla anyuka Ngo R10. , syabonga ngokubambisana πŸ™πŸΎπŸ™πŸΎ

Luyaqhubeka uhlelo lomcimbi Kamaspala Harry Gwala Ofafa eSheshe Hall
26/05/2026

Luyaqhubeka uhlelo lomcimbi Kamaspala Harry Gwala Ofafa eSheshe Hall

Uhambe kahle Umcimbi wama Gqishashangoma izolo eThekwinii Syabonga β€οΈπŸ’™πŸ–€
24/05/2026

Uhambe kahle Umcimbi wama Gqishashangoma izolo eThekwinii Syabonga β€οΈπŸ’™πŸ–€

Asibingelele Ngane Zakwethu , Sicela ukuthi Sbambisane lana Amanani azoma kanje Kuzo zonke Lezindawo syabongaπŸ™πŸΎπŸ™πŸΎ
22/05/2026

Asibingelele Ngane Zakwethu , Sicela ukuthi Sbambisane lana Amanani azoma kanje Kuzo zonke Lezindawo syabongaπŸ™πŸΎπŸ™πŸΎ

Asibingelele Kho. emndenini wethu wakwa Facebook ke Zingane zakwethu Selithambenii nokho Sengithe uku Hashaza kancane ko...
18/05/2026

Asibingelele Kho. emndenini wethu wakwa Facebook ke Zingane zakwethu Selithambenii nokho Sengithe uku Hashaza kancane kodwa ngicela Ukuqinisekisa ukuthi Nge Sabatha leli esiya Kulo lizobe libhubha eWorkshop eThekwini Amagqishangoma ethula umsebenzii wawo omusha. Ukuphumelela kwakho koba intokozo siyabonga πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯β€οΈπŸ–€πŸ’™

UMasipala namuhla ube nohlelo lwe Operation MBO Community Outreach kanye ne CAO Application Drive olubhekiswe kubafundi....
14/05/2026

UMasipala namuhla ube nohlelo lwe Operation MBO Community Outreach kanye ne CAO Application Drive olubhekiswe kubafundi.

Lo mcimbi ububanjelwe eNhlangwini Multipurpose Centre, eNdwebu, kuWadi 14, lapho abafundi bethole khona usizo lokufaka izicelo zokufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme ngokusebenzisa i-CAO, kanye nolwazi olubalulekile mayelana namathuba emfundo.

Inhloso yalolu hlelo bekungukusondeza izinsiza emphakathini, ukukhuthaza imfundo, kanye nokuqinisekisa ukuthi abafundi bathola ukwesekwa okufanele ukuze baqhubeke nezifundo zabo.

Address

R56
Ixopo
3276

Telephone

+27784896988

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ixopo News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share