Highflats And Ixopo Classifieds

Highflats And Ixopo Classifieds Leli page elezindaba zase Mzansi akuncengwana sixova kuxoveke kolamula ithuna❤🇿🇦❤🤝🏾✊🏽

Kuthiwa amabhasi selokhu usuke ngolwesibili eGoli nase Cape Town astakhile emgceleni waseZimbambwe ozaiziosto bayakhala ...
19/06/2026

Kuthiwa amabhasi selokhu usuke ngolwesibili eGoli nase Cape Town astakhile emgceleni waseZimbambwe ozaiziosto bayakhala bathi yini kanti belibazizwe manje ngoba sebephumile eSouth Africa 📍

Webantu abasebenza emgceleni aniyeke abantu bagoduke bakithi yini iscefe😡
Highflats And Ixopo Classifieds

Kuthiwa iboshiwe inkokheli kaKhongolose uGumani (ikhansela) belizama ukugxambukela ophenyweni olwenziwa ama Hawks neSIU ...
19/06/2026

Kuthiwa iboshiwe inkokheli kaKhongolose uGumani (ikhansela) belizama ukugxambukela ophenyweni olwenziwa ama Hawks neSIU ngenkohlakalo ekhona laphaya kumasipala waseLimpopo📍(nawe lapho bhasobha)

Uzamile ukunika amaphoyisa u70K kwathiwa 🗣️"usijwayela kabi phakathi evenini" mase kuba khona umuntu othukisayo athi kuzondwa iANC😏 ayiboshwe imgulukudu ✍🏿
Highflats And Ixopo Classifieds

Laze lanebhadi iChunu livika oMalema ngala kugadla ezikaSomgaga phecelezi "amagays" inkantolo isimthole enecala ngokucwa...
19/06/2026

Laze lanebhadi iChunu livika oMalema ngala kugadla ezikaSomgaga phecelezi "amagays" inkantolo isimthole enecala ngokucwasa izithandani zase Eastern Cape owazibiza "ngezitabane" wazigxeka kakhulu nangokuqgoka imvunulu lento eyasusa umsindo phakathi kwakhe noSomizi🤔

Uzohlawula u250k imali kumele ayikhokhe ungakapheli u60days✍🏿aphinde abhale ekhasini lakhe ipost ezohlala u3 month's ✍🏿aphinde afundiswe ngamalungelo abantu amahora angu20✍🏿 aphinde angasondeli lapho ekunembikisho ehambisan nezobulili futhi angaphawuli lutho✍🏿
Highflats And Ixopo Classifieds

Kwashintsha ukudla epletini kuthiwa lamabhasi athelekile awu 25 eSherwood azobutha bonke oMalawi ayobalahlela eLindela h...
19/06/2026

Kwashintsha ukudla epletini kuthiwa lamabhasi athelekile awu 25 eSherwood azobutha bonke oMalawi ayobalahlela eLindela hai ukuthi bayagoduka kuthiwa kusazohlelwa kubhaliswe kuningi okwenziwayo✍🏿

Umbuzo uthi kanti yini inkinga uma ozaiziosto sebebuyela emazweni belokhu bebhaliswa bebuzwa imnimningwane lena ebahlulile mhla bengena kulelizwe🤔 iMigration ayisebenzi yini emgceleni?
Highflats And Ixopo Classifieds

Intatheli isale umunca umlomo ngenkathi uZuma eyitshena emahlweni ukuthi angalinge imbuze ngo Ramaphosa kugcono ibuze ng...
19/06/2026

Intatheli isale umunca umlomo ngenkathi uZuma eyitshena emahlweni ukuthi angalinge imbuze ngo Ramaphosa kugcono ibuze ngokunye ngoba uMatamela uxakwe izinkinga eziningi kabi angazi ukuthi uyoputshuluka kanjani kuzo✍🏿
Waphinda wathi 🗣️ akanankinga noMatamela umazi esasemgumfanyana omncane nje futhi mdala kabi kunaye angababuzi ngeNkole bona beyi MK" wase ezihlekela😁

Kuhlekwa noma kufiwe buka🎥 kucomment
Highflats And Ixopo Classifieds

Kuthiwa sekubekwe umkomelo ka 2.5 million kumuntu uzopipa lemimphundlaphundla eyingozi kabi kabi ✍🏿ibhekene noxhaxha lam...
19/06/2026

Kuthiwa sekubekwe umkomelo ka 2.5 million kumuntu uzopipa lemimphundlaphundla eyingozi kabi kabi ✍🏿ibhekene noxhaxha lamacala laphaya eGoli kubalwa okuphanga ihlomile,imoto zemali,ukuqhekeza nokudlwengula usana olunonyaka owodwa vhooo😡 ama zai zai phela😳🤞🏿

Mxolisi "Hector" Mahlangu📍
Themba Nhlengisa "Super"📍
Arthur Nyathi📍

Kuthiwa izindawo abaphithizela kuzo iAlexandra ne Tembisa onolwazi athinte amaphoyisa 074 634 6120 noma 08600 10111
Niqaphele bahlali 🇿🇦
Highflats And Ixopo Classifieds

Kuthiwa kulama viki aphelile inkokheli kaKhongolose laphaya eEastern Cape uZolile ishaye ishende layo kabuhlungu kabi ka...
19/06/2026

Kuthiwa kulama viki aphelile inkokheli kaKhongolose laphaya eEastern Cape uZolile ishaye ishende layo kabuhlungu kabi kabi💔 into ebuhlungu ngabantu abavuna lotata bathi wenze into enhle lona obethiwe bembiza ngamagama😏

Unomfazi uphinde uyajola uphinde ubethane inkokheli enjani ebatha abantu besimame kutheni angabethi ama Nigeria lawa athengisa izidakamiswa. Akaboshwe utata omdala okhohlakele😡
Highflats And Ixopo Classifieds

Savuka Sanibonani Molweni eMzansi🇿🇦Amazwibela izolo kuthiwa laphaya eManguzi abesilisa base Malawi bathe nje abafune mac...
19/06/2026

Savuka Sanibonani Molweni eMzansi🇿🇦
Amazwibela izolo kuthiwa laphaya eManguzi abesilisa base Malawi bathe nje abafune machaphazela bona bayagoduka👌🏿

Into enhle ngo Marawi "they understand too much" omunye ukubeka kwacaca wathi 🗣️"We going homie mabye after Januarie sobuya thina nama phepa"📍
Video 🎥 kucomment umthwalo usobhokweni
Highflats And Ixopo Classifieds

Ezakusihlwa zithi amaphoyisa aqhamuke nelinye icebo lokunqanda oBanda ukuthi bangasaphumeli emgwaqweni bahlale ngaphakat...
18/06/2026

Ezakusihlwa zithi amaphoyisa aqhamuke nelinye icebo lokunqanda oBanda ukuthi bangasaphumeli emgwaqweni bahlale ngaphakathi esibayeni eSherwood ✍🏿 bavale indawo yonke ngocingo olusikayo📍

Into abakhale ngayo ukuthi besekuphithizela izintatheli ezingekho emthethweni ezibuza oMalawi imibuzo engakhi nokwenza bagcine becasuka🗣️
Highflats And Ixopo Classifieds

Yazi yabuhlungu into sekuhlekiswa ngesimo sokungaphatheki kakuhle  kwamhlekazi uAron esimazi kakhulu kwiTV laphaya kuhle...
18/06/2026

Yazi yabuhlungu into sekuhlekiswa ngesimo sokungaphatheki kakuhle kwamhlekazi uAron esimazi kakhulu kwiTV laphaya kuhlelo eZomphakathi✍🏿

Impilo ifana nesondo kusasa kungavuka kunguwe cha asimbekeni emthandazweni aphile uthixo amphilise🙏🏿
Highflats And Ixopo Classifieds

Address

Ixopo

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Highflats And Ixopo Classifieds posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Highflats And Ixopo Classifieds:

Share