Inqubeko News Channel

Inqubeko News Channel Izindaba Ezisematheni | Politics | Football | Crime in Communities and more. . .

As Inqubeko News Channel we are against everything that start with “illegal” it doesn’t matter ukuthi kulandela ini emuv...
18/12/2025

As Inqubeko News Channel we are against everything that start with “illegal” it doesn’t matter ukuthi kulandela ini emuva kwa “illegal” ❌

If Home Affairs is dysfunctional lokho akuchazi ukuthi abokufika abazenzele ngendlela yabo. Illegal foreigners are criminals, lesizathu esithi “they have no choice kunzima emazweni abo” sifana nalesi esithi “inkunzi uyibamba ngoba ehlupheka akana choice ulambile akanandawo yokuhla blah blah blah. . “ ❌

But to fix this kwamele kuqalwe kwi-border just like Donald Trump did during his first tenure eMelika before that mass deportations. You can not mass deport abantu abazobuya ngakusasa ngenxa ye-border ebuthaka. Ngisho kungadla u-R1 trillion ukuwaqinisa amabhoda kanye nokubabuyisela emuva kulungile akwenziwe once and for all ☑️

Let’s fix our borders kuqala then bese amaphoyisa ayabazingela ke bonke ababuyisele emuva. Ofuna ukubuya then eze ngendlela eqondile akwaliwe 🤝

Sekucacile ukuthi abantu bakwaZulu Natal abasawafuni lokhu kwangampela ke manje ama illegal immigrants ezweni labo 🤞🏽Lok...
18/12/2025

Sekucacile ukuthi abantu bakwaZulu Natal abasawafuni lokhu kwangampela ke manje ama illegal immigrants ezweni labo 🤞🏽

Lokhu bengikubuka kuma comments kwenye i-post ekhuluma ngokuthi iqembu abalithanda kakhulu selivikele ama “illegal foreigners” (the context of their statement is broad though but that another topic)

Lilodwa kushuthu iqembu eselifanele abantu bakwaZulu Natala (i-Action SA) okuyilona lodwa eselokhu lafika limile ekutheni “abahamba” and umholi walo u-Herman Mashaba waze waxoshwa kwi-DA ngenxa yokulwa nabokufika esaseyimeya yaseGoli ⚔️

Inkinga ke e-KZN i-Action SA is not visible, uyabona nje ukube uZwakele Mncwango uyena owenza lento eyenziwa uJacinta Ngobese noMluh Mancinza ay ngabe izozidlela amahlanga impela nasi 🤞🏽

Uma kukhulunywa ngabantu abanenhlanhla eMzansi kusuke kukhulunywa ngomshana kaCyril Ramaphosa 🤝Namanje akakaboshwa kwath...
18/12/2025

Uma kukhulunywa ngabantu abanenhlanhla eMzansi kusuke kukhulunywa ngomshana kaCyril Ramaphosa 🤝

Namanje akakaboshwa kwathathea nje impahla kuphela, kanti ke ne-Media yavele yadlulisa amehlo yabheka le yashaya sengathi ayibonanga lutho bathi nie halamuzi kancane badlula 🙌🏽

Ngiyayivuma lendoda yazalwa yembethe 🙏🏽

Before size kwisinqumo noma kwisitatimense se MK Party about Immigration Amendment Act 2024, ake sichaze wona ngqo lomth...
18/12/2025

Before size kwisinqumo noma kwisitatimense se MK Party about Immigration Amendment Act 2024, ake sichaze wona ngqo lomthetho 📄

I-Immigration Amendment Act 2024:
• Ihlose ukuvuna ama illegal immigrants kakhulu kunakuqala, kanjani na?
• Izinkantolo zithi ama illegal immigrants kuhlukunyezwa amalungelo awo as bantu uma evele eboshwa noma ebuyiselwe emuva ngaphandle kokunikeza izinkantolo amandla okuthatha izinqumo ezihambelana nemithetho ekwi Constitution yakulelizwe ⚖️
• Phambilini amaphoyisa (Immigration Officers) abenamandla okubabopha noma babuyiselwe emuva ngaphandle kokuncika kwisinqumo senkantolo kepha uma ususayiniwe nomthetho omusha angeke besakwazi ukukwenza lolho ngaphandle kwenkantolo ⚖️

So ithini ke i-MK Party?
• i-MK Party ithi ayihambisani nokubuyekezwa kwe Immigration Act, bathi lokhu iphalamende likwenza only because seliyalelwe yizinkantolo hhayi ukuthi umthetho omuhle ❌
• Bathi lomthetho angeke ulungise izinkinga ezibhekene nesizwe kwi-Immigration Problems.
• Bathi inkinga ise Home Affairs akulungiswe yona kungathathwa izinkinga ze Home Affairs zithweswe abantu.
• Bathi akekho umuntu ofisa ukuba yi-Undocumented Immigrant by choice.

Ngokwe MK Party inkinga ikuhulumeni ayikho kulomthetho asebefuna ukuwubuyekeza yingakho bavota against wona ❌

Amaphoyisa e-Ekurhuleni Metro ehambisana ne-SAPS abambe osolwa ngokutshontsha amalambu nama cables from Traffic Lights 💡...
17/12/2025

Amaphoyisa e-Ekurhuleni Metro ehambisana ne-SAPS abambe osolwa ngokutshontsha amalambu nama cables from Traffic Lights 💡

Amanye amalambu bathole eseshubhe ngawo endlini yakhe, bathola nanama South African ID books and Driver’s license 🥷🏽

Uzovela maduze e-Palmridge Magistrate’s Court ⚖️

Belibhubha olwandle lwaseThekwini izolo 🌊 Abantu bathi bezikhiphile bejabule nemindeni yabo nabangani kepha kuhlezi kuzo...
17/12/2025

Belibhubha olwandle lwaseThekwini izolo 🌊

Abantu bathi bezikhiphile bejabule nemindeni yabo nabangani kepha kuhlezi kuzoba khona iziphoxi amasela eze ngokuzokhuthuza abantu, hopefully abantu babe safe and enjoyed their Reconciliation Day izolo lapha 🤝

UMgcini Tshwaku ongu MMC for Public Safety in the Johannesburg City, uthi uDj Warras akusiye umuntu wokuqala ukubulawa n...
17/12/2025

UMgcini Tshwaku ongu MMC for Public Safety in the Johannesburg City, uthi uDj Warras akusiye umuntu wokuqala ukubulawa ngenxa yokuzama ukubuyisa amabhilidi abeduniwe enkabeni yeGoli 🌆

Uthi kuqala unyaka last year kwabulawa uJonathan owayesebenzela eBraamfontein enza okufanayo noDj Warras 🫤

Then late last year kwabulawa indoda yase Italy eyayithenga amabhilidi enkabeni yeGoli bese ikhipha abahleli ngokungemthetho, nayo bayibulala for lokho 😶

So uDj Warras owesithathu in 2 years kubantu abebelwisana nokudunwa kwamabhilidi enkabeni yeGoli 🥱

UMax Makhanya uthi isizathu esimenze wangaya odwendweni lukaKhuzani Mpungose yingoba uKhuzani akammumemanga ❌Uthi yena a...
17/12/2025

UMax Makhanya uthi isizathu esimenze wangaya odwendweni lukaKhuzani Mpungose yingoba uKhuzani akammumemanga ❌

Uthi yena akasekho kulelizinga lokuvele ufuhleleke nje emcimbini engamenyiwe, engahlelelwe nendawo azolala kuyo aphinde aphathwe njengesicukuthwane ngosuku lomcimbi njengoba kwenze inkosi uZondi 🤝

Uthi uZondi wammema, wamhlelela indawo yokulala kanye nonogada ababehlome bezingovolo futhi waphathwa njengesicukuthwane 🪭

Okunye uthi ukuba uvele waziyela engahlelelwe ubezoba wuvanzi impilo yakhe bese iba sengozini, futhi okokugcina ukuthi ubezosuke abone nezinto ezibhedayo lapha uma ewuvanzi bese ona umcimbi ngoba yena akazwani nento ebhedayo into uyiqonda manje akathi kusasa ⚔️

Max Makhanya accuses Khuzani Mpungose of not inviting him to his wedding, claiming he was expected to be invited and have his trip planned, as Chief Zondi did.

16/12/2025

U-Gayton Mckenzie uthi engabheja ngemali yakhe yokugcina ukuthi uDj Warras ubulawe ama illegal foreigners lawa aduna amabhilidi lapha enkabeni yeGoli 🤞🏽

Uthi usungalindwa njeke phela umbiko wamaphoyisa kepha lena icace bha kuhle kwempahla yesele 🔒

16/12/2025

U-Dj Warras uthi into abenogqozi kuyo yena was to take back Johannersburg CBD from ama illegal foreigners and from ama Building Hijackers 🙏🏽

Uthi ubengagadwa kwezinye izindawo azihambayo ngoba ubekholelwa ekutheni akekho umuntu ofuna ukumbulala kepha uthi yize kunjalo uma bebekhona abebefuna ukumbulala ubazi ukuthi kungaba wobani 💔

[ Ubenenkampani yama Security ebisebenza ukukhuculula amabhilidi aseGoli from illegal occupations ]

Sengathi ingalala ngokuthula lensizwa, ibiyiqhawe ebelinganakekile 🪦

Iqhawe ngathi bese lazi ukuthi basemvakwalo 😶
16/12/2025

Iqhawe ngathi bese lazi ukuthi basemvakwalo 😶

Address

Johannesburg Central
2001

Telephone

+27649091592

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Inqubeko News Channel posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Inqubeko News Channel:

Share