King Cetshwayo FM

King Cetshwayo FM KCD FM

Radio broadcasting in King Cetshwayo District and surroundings. Special South African news

20/09/2026

Usakhumbula kwakukuphi lapha?...

20/09/2026
20/09/2026

I Garage lethu eNkandla kwakube ngo 20h00 selivaliwe.....
Kwakuyilo kuphela ,lilodwa Vo!

19/09/2026

EZOKHETHO: Ad
Umkhumbi Wesizwe ORGANIZATION President and The FOUNDER

IQembu Elifike Ngamandla kweze Politiki ikakhulu KoMasipala Esingabala Omasipala Abangaphansi kweKing Cetshwayo DISTRICT ne Zululand kanye Ne DURBAN METRO

LELIQEMBU ELIHOLWA SBK BIYELA WASE NKANDLA EMAHLAYIZENI OKE WAHOLA UMKHANDLU WASE MTHONJANENI

Leliqembu Selizakhele Ugazi Nabantu Abawuvali Umlomo Ngokusiza Abantu Abashonelwe Libancwabele Okumanje ingaphezu kweshumi imindeni ethole ukwelekelelwa Ngohlelo Lomncwabo

UMPHAKATHI UTHE USABABAZA LESISIHAWU ESINGAKA

UMkhumbi Wesizwe ORGANIZATION Uvele wakhula Ngelinye igiya Lapho Ulekelela Imindeni Emine Esigcalabeni ENKANDLA Ebidilikelwa izindlu Bonke Baxhaswe Ngo Simende Bokuqinisa izindlu zabo

IQembu Lithi Liphinde Lamenywa Ku WARD 04 Umphakathi ukhala nge Bhuloho Okungahambeki malina izulu nezingane aziyi esikoleni; IQEMBU LITHI: Selimi Ngomumo ukuyobelekelela Ngebhuloho:

IQEMBU LITHI: Lihambele imizi ku WARD 06 Lafica isimo esidabukisayo kweminye imizi Abantu behlala Ezindlini eziwayo okubalwa nogogo ongaphezu kuka 60 years:
IQEMBU: Liphezu Kwezinhlelo zokuphuthumisa izakhiwo eziphephile kungakafiki izimvula Ezinkulu.

Kuningi iqembu elikwenzayo okubalwa ukulekelela ngezimpahla zokuqqoka zabafana namantombazane makukhona Abazidingayo

Zikhona Nezinhlelo zokuqeqesha intsha ngama Skills ahlukele ukubalwa iTRAINING lokuqeshesha ukufundela ukwakha izinsipho (Cleaning Product nokunye okuningi

Isiqubulo Seqembu Sithi

Emabhozeni

03/09/2026

📢Please Donate...

Nkandla Cristian Church ⛪️ (NCC).FNB Account Number : 62460974225
Ukufaka isandla kungazivula nezakho izinto .....🙏

24/08/2026

Kube injabulo yodwa ngesikhathi ikhansela laku Ward 11 eNkandla Cllr uThokozani Ntombela evakashele ibandla eliso Phindweni INew iNkandla United Church izolo.

UKhansela uNtombela uvakashele leli bandla ehambisana nama ward committe uGumede noMzolo ngenhloso yokuzocela ukhuleko njengoba Kubhekwe okhethweni lohulumeni basekhaya, ukhala ngokwanda kodlame, ukubulalana uma sekusondele lesisikhathi ingakho ezocela umthandazo wokuthi kube nokuthula ngalesi sikhathi sokulungiselela ukhetho.

Abazalwane bakujabulele kakhulu Ukuvakasha kukaKhansela UNtombela bathi kuyaqala emlandweni ukuthi abantu abasezikhundleni eziphezulu basondela kubantu.

UKhansela UNtombela ube esemema bonke abesifazane ukuthi baphume ngothi labo kumcimbi azowenzela abesifazane ukuzogubha kanye naye inyanga yabesifazane ehholo lasoPhindweni ngomhlaka 28 August 2026.

Uphinde wadlulisela izipho ebeziphathele amalungu ebandla,uphethe ngoku nxenxa abantu ukuthi baqhubeke njalo nokumeseka kuloluhamba lwakhe " impela leli khansela u number 1" kusho bona.

12/06/2026

Address

Revonia Sandton Johannesburg
Johannesburg-North
3855

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when King Cetshwayo FM posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to King Cetshwayo FM:

Shortcuts

Share