TerryboyLenny, umlobi

TerryboyLenny, umlobi Umhlezi efunwa njengemali Your life will never be the same again

Abangane bami beqiniso ayy nina abanye 🙏🙏♥️♥️♥️
06/05/2026

Abangane bami beqiniso ayy nina abanye 🙏🙏♥️♥️♥️

12/03/2026

ocabanga ukuthi ngisingili uyasangana kantike nocabanga ukuthi ngiyajolola uphethwe isizululwane🥱

17/02/2026

Mina mawuzo xoxela Mina indaba uthemb ukuthi iyoshesha ifike kumnikazi wayo chaa ke uhambe kabi kulokh ngoba kuyoze kubuye uJesu ilokh ingakim

26/01/2026

Hamba Uzokubona.

Isiqephu 1

Kusentatha lapho uKhuzwayo evuswa khona umsindo wezinja ezishaya umkhulungwane ebaleni. Avukenje ngokushesha uKhuzwayo uvukanje uvukela phezu kwesagila sakhe ngokukhulu ukucasuka udinwa ilezinja zakhe embili ezilokhu zivimbe njalo ngempela kungabe kukhona ezikubonayo. Avuke uDabulamafu (KHUZWAYO)aqonde ngasesibayen senkomo afike aphonsa phonse amatshe amabili amathathu kuzwakale izigi kube sengathi kukhona into ezayo iqonde ngakuye kanti nezinja lazo seziyaqala ziyahlehla zikhonkotha zibheke emuva .... kuqale kuphakame inwele kuKhuzwayo naye afikelwe ikwesaba okukhulu.

"ENGABE YINI LENA EBONWA OBATHATHE (eyinye yezinja zakhe ekhaliphe okwamagama) ukhuluma nje uKhuzwayo ukhulumela enhlizweni uze useyaqhaqhazela kuwe sona lesagila asiphethe esandleni.

18/01/2026

Happy Sunday.

Yabona mawufuna ukuphila impilo eqondondile emhlabeni engena stress.... ubokuvumela ukwehla kwezinga empilweni yakho noma ngabe isimo sempilo isona esikuphoqayo...ungesabi ukuqala phansi empilweni 🙏🙏🙏✨️

06/01/2026

Kulonyaka omusha sengathi ungaxolela bonke abakonile ubuye uzixolele nawe kuze uzokwazi ukuqala I page Elisha elingana magqubu..... khumbula mawubophele omunye umuntu umoya usuke uzilimaza wena ngoba uzohleli ucabanga lento embi akwenza yona.... ekuben yena engakushayi ndiva lokho.....

14/12/2025

Nom ngabe sewukuliphi izinga lokukwata ungalinge uthuke umuntu obambisene naye kwezothando phambi kwengane🥹🥺🥹

Happy Sunday

16/11/2025

Wokwazi ulahlwe idlozi um thandan nomuntu ozothi manixabene endlini aphumele ngaphandle akhulumele phezulu afune kuzwe nabomakhelwan.

02/11/2025

Happy Sunday🌄🌄🌄✅️

Kulabo abasalindel ukuthi uNkulunkulu ehle emazulwini azonibusisa ngalokhu enikade nakucela..... ngithi nje Mina cha akukho Nkulunkulu ozombona .... uNkulunkulu wakho umuntu wasemhlabeni lona omzondayo ongambulisi lo ombukela phanssi uyena ke ophethe into zakho

-umuntu-ngoba-awazi-impumelelo-yakho-ilele-kephi

09/03/2024

Try something new

X6BED5B15

BETWAY CODE

27/03/2023

Ukuthi wakhula kanzima akusho ukuthi usungawakha umuzi nom sewungaganwa uhlale kamandi.

yamshintsha umuntu...... Nhliziyo yeqiniso ubunguwena bakho buyovela mhlazane wathola lokho bewukade ukudinga

Address

Midrand Kaalfontein
Johannesburg
LENNY

Telephone

+27640322423

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when TerryboyLenny, umlobi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to TerryboyLenny, umlobi:

Shortcuts

Share