KZN Space

KZN Space Ezemiphakathi 🌍
(1)

UMongameli waseMelika uDonald Trump usechaze izwe laseNigeria njengezwe elinokukhohlakala futhi eliyihlazo. Lokhu kuza n...
02/11/2025

UMongameli waseMelika uDonald Trump usechaze izwe laseNigeria njengezwe elinokukhohlakala futhi eliyihlazo.
Lokhu kuza ngemumva kokuthi ezwakalise ukunganami ngesenzo sama Islam aseNigeria aqotha amaKrestu.

uDonald Trump uthi uma uhulumeni waseNigeria ungalungisi isimo ngokushesha, bazoyikhotha imbenge yomile eNigeria

01/11/2025

Prophet Shepherd Bushiri has revealed some shocking information about General Sibiya and other senior police officials whom he paid money to make his cases disappear

uMadam President wase Tanzania uSamia Suluhu Hassan usenqobe ngo98% okhethweni okade lukhona kuleliyalizwe, lokhu kuyaqa...
01/11/2025

uMadam President wase Tanzania uSamia Suluhu Hassan usenqobe ngo98% okhethweni okade lukhona kuleliyalizwe, lokhu kuyaqala emlandweni.
Unqoba nje kulandela ukuthi ebophe bonke abeqhudelana nabo abebengamehlula, abanye uIEC wakhona wabanqabela ukuthi bangenele ukhetho.

Abantu lokhu begcwele izitradi bayabhikisha uMama uMongameli akabashayi ndiva, uzithokozelela ukunqoba ngamalengiso ka98%
Siyakubongela Mama President Samia Suluhu Hassan usebenzile

uBushiri the major 1 kanye noNkosikazi wakhe uMary Bushiri angeke besabuyiswa kuleli ukuzobhekana namacala abo.This come...
01/11/2025

uBushiri the major 1 kanye noNkosikazi wakhe uMary Bushiri angeke besabuyiswa kuleli ukuzobhekana namacala abo.
This comes after a Malawian court overturned a decision by another Malawian court that previously ruled that they must be brought back to South Africa.

Kusolakala ukuthi lesinqumo sihambisana nobudlelwano obuhle abanabo noMongameli osanda kukhethwa waseMalawi abebemeseka.
Abanye bathi kshuthi ubaqola kahle eMalawi yona le abanganayo imali.
Ngabe kuthini ukuphawula kwakho ngaloludaba?

Umongameli wase Cameroon uPaul Biya oneminyaka engu92 ubudala has been "re-elected" for an eight term as president. He h...
30/10/2025

Umongameli wase Cameroon uPaul Biya oneminyaka engu92 ubudala has been "re-elected" for an eight term as president. He has been serving as president for 42 years. Uma engafi kuyacaca ukuthi uzofika ku100 years esawumongameli waleliya lizwe ngoba akazimisele ngokusuka emandleni.

29/10/2025

KwiMadlanga Commission sekuvele ukuthi uSenzo Mchunu noKatiso Molefe osolwa ngokubulala uDJ Somebody bangabangani. Lokhu kuvezwe yiphoyisa ebelithula ubufakazi

29/10/2025

Amaphoyisa agasele emafemini eMandeni lapho afike abopha abokufika abangekho emthethweni, babalelwa ku47 ababoshiwe kubalwa nabaphathi. SAPS ebehambisana noDepartment of Labour kanye noHome Affairs

Ezase-KZN maseziqeda ukulwa ngamagama 🎙️ Mncwango (IFP) | General Cele (ANC) | Nomvalo (MK)
24/10/2025

Ezase-KZN maseziqeda ukulwa ngamagama 🎙️

Mncwango (IFP) | General Cele (ANC) | Nomvalo (MK)

24/10/2025

General Bheki Cele uthi yena akathusani, uma ekufuna ufile nje uyafa.

Bheki Cele says if he wants you dead, you will be dead.

Umholi weMK Party nowaye nguMongameli wakuleli uJacob Zuma usephoqwe ukuba akhokhe imali yombuso ayisebenzisa ukukhokha ...
23/10/2025

Umholi weMK Party nowaye nguMongameli wakuleli uJacob Zuma usephoqwe ukuba akhokhe imali yombuso ayisebenzisa ukukhokha izindleko zakhe zabameli (legal costs and related expenses) ngesikhathi esahamba izinkantolo. Kuthiwa watamuza imali ebalelwa kuR28.9 million kanti usebekelwe umnqamlajuqu wezinsuku eziwu-60 ukuba ayibuyise.

Uma kuphela isikhathi esibekiwe engayibuyisile, uzodlelwa izinto zakhe ezibalulekile (assets) okanye impesheni yakhe kuhulumeni egciniwe.

Njengoba eseqedile uSenzo Mchunu kulindeleke ukuthi uGeneral Bheki Cele avele phambi kweParliamentary Adhoc Committee ep...
23/10/2025

Njengoba eseqedile uSenzo Mchunu kulindeleke ukuthi uGeneral Bheki Cele avele phambi kweParliamentary Adhoc Committee ephenya mayelana nezinsolo zenkohlakalo emaphoyiseni kanye nokugxambukela kwepolitiki.

22/10/2025

Julius Malema asks Minister Senzo Mchunu why he is threatened by General Mkhwanazi if he is clean and got nothing to hide

Address

Johannesburg
4000

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when KZN Space posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share