
09/10/2025
Okuthuse bantu abaningi okwenziwe Khuzani Mpungose ngokumema Somizi azoba Mc kwi Gcwalisa uzokhumbula kuthi Ngizwe uke waba sematheni kulamalanga ngodaba lweMvunulo nabathandana ngobulili obufanayo.
Okunye okekwavela kuthi azibhekani Khuzani kanye Nongizwe njengoba Macingwane kubikwa kuthi ucheme nembangi kaKhuzani Mthandeni,
Kuthiwa kushiye President ebambe ongezansi ngoba wayekade ebaxoshile nje futhi uzobe ekule Kzn abangafunwa kuyo.
👍