B.T.S Spiritual & Prophetic Healing Center

B.T.S Spiritual & Prophetic Healing Center Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from B.T.S Spiritual & Prophetic Healing Center, Digital creator, 1555 Kinshasa Street, Johannesburg.

Spiritual & Prophetic Healer 🌿🙏
Offering Spiritual Guidance, Ancestral Teachings, and Psychic Readings
Connect with me for:
Spiritual Healing
Ancestral Wisdom
Prophetic Insights
Psychic Readings

Call/WhatsApp: +27603404528.

Akesibheke ukubaluleka koMsamoUmsamo indawo lapho idalwa zakini ezihlala noma ezihlanganyela khona, ingakho leyondawo im...
25/04/2026

Akesibheke ukubaluleka koMsamo

Umsamo indawo lapho idalwa zakini ezihlala noma ezihlanganyela khona, ingakho leyondawo imele ukuhlonitshwa nokugcinwa inhlanzekile, njalo lendawo ayisifuni ke isiphithiphithi nokuxabana nempikiswano.

Kuyenzeka ke kubenabantu namanye amalunga omndeni akwazi ukuganga khona emsamo lokho ke kunikeza amathuba amaningi okuthi kugcine izinto zingasawuhambeli kahle umndeni, ingakho kungamele lendawo nixabane noma niphikisane nikuyolendawo.

Umangabe kwenzeka kubenomunye welunga lomndeni ozophuma ayobamba izinto ezingahlambulukile uma loyomuntu ezongena emsamo lokho kuyawuphazamisa umndeni ngoba usuke alethe ukuncola emsamo.

Ukuhamba inyanga ethakathayo kuyawuphazamisa umsamo.

Ngizoyenza u live ngichaze kabanzi ngawu Umsamo, ngizonazisa usuku neskhathi.

Umndeni no mndeni ubanendlela yawo oyenza ngayo Emsamo.

Ungakhohlwa ukufollowa i page👉 B.T.S Spiritual & Prophetic Healing Center

Ukuze uthole ulekeleleke kokuningi okukuxakile

Sanibona nganezakwethu🤝Akesiphinde namhlanje sibheke lesosimo esingalungiseki empilweni yakho, uzokhumbula okunye kuding...
25/04/2026

Sanibona nganezakwethu🤝

Akesiphinde namhlanje sibheke lesosimo esingalungiseki empilweni yakho, uzokhumbula okunye kudinga wena uphakame esondele emuntwini ozokwelekelela ngokwesimoya ngoba kukhona izinto ezifihlakele ezinye okumele uzazi okanye uzenze.

Ngikhona ukukulekelele ungangithinta.

Nibenobusuku obuhle bantwana beNkosi kukhanye nasemaphusheni.Ngicela ufollowe i page👉 B.T.S Spiritual & Prophetic Healin...
24/04/2026

Nibenobusuku obuhle bantwana beNkosi kukhanye nasemaphusheni.

Ngicela ufollowe i page👉 B.T.S Spiritual & Prophetic Healing Center

Ukuze sifundisane okuningi ngendlela yokuthandaza

Ngyazi ukuthi kunomuntu oxakekile awazi nokuthi konakelephi njalo ngyazi ukuthi kunezikhathi lapho izinto zingahambi kah...
24/04/2026

Ngyazi ukuthi kunomuntu oxakekile awazi nokuthi konakelephi njalo ngyazi ukuthi kunezikhathi lapho izinto zingahambi kahle empilweni, kodwa umuntu engazi ukuthi aqale kuphi.

Kodwa ke namhlanje ngaphambikokuba ulale ngifisa wazi lokhu ukuthi, kubalulekile ukuthola umuntu ozokuncedisa nokukuqondisa nokuthandazela ukuze uthole ukuthula, ukusizakala nokucaciseleka.

Ngikhona ukukuthandazela, ukukulalela nokukusiza.

Ngithinte ukuze sikhulume, ngokulandela i page lethu👉 B.T.S Spiritual & Prophetic Healing Center

Ukhululekile nokungena Ku inbox mengabe udinga ukulekelelwa ngokuthile.

Nganezakwethu kunomuntu engifunana naye la ngilahlekelwe i fon le ebesixoxa kuyo eka Whatsapp so inkinga ekhona bengiwas...
24/04/2026

Nganezakwethu kunomuntu engifunana naye la ngilahlekelwe i fon le ebesixoxa kuyo eka Whatsapp so inkinga ekhona bengiwasevile ama number wakhe kanti umuntu obekumele ngimthumelele i order lakhe so ngyacela umuntu walesi i slipp uma nje ekhona la akangene Ku inbox wami👇

Umangabe ubhekene nesimo esesikuhlukumeze isikhathi eside namhlanje akusondele la👇Woza sizothandaza ndawonye 🙏Ngikumema ...
24/04/2026

Umangabe ubhekene nesimo esesikuhlukumeze isikhathi eside namhlanje akusondele la👇

Woza sizothandaza ndawonye 🙏

Ngikumema ngenhlonipho ukuthi uhlanganyele nami esikhathini somthandazo. Sizoba ndawonye ngenhliziyo, ngokukholwa nangokwethemba uNkulunkilu neyidalwa.

Nanku ongakuphatha umangabe usenelisa👇

đź’§ Amanzi nge glass noma isitsha.
🕯️ Ikhandlela elimhlophe.
🪙 Imali emhlophe uyifake phakathi kwamanzi.

Lokhu kungakusiza ugxile, uqinise ukholo, futhi uzinikele ngesikhathi somthandazo.

Inhloso yethu iwukukhuluma noNkulunkulu neyidalwa sifune ukuholwa, ukuthula, nokuvuleka kwezindlela empilweni yakho.

đź“… Usuku: Saturday.

⏰ Isikhathi: 13:00HRS to 14:00HRS.

Woza nenhliziyo evulekile. Umthandazo uyasebenza njalo uyindlela elula enamandla okusixumanisa noNkulunkulu neyidalwa zethu.

24/04/2026

Kubalulekile ukwazi imvelaphi yakho ngoba lokho kuyokusiza ekutheni wazi ukuthi yini ekulungele ikakhulukazi mekuza ekusebenziseni imithi yesintu.

Follow my page for more information

B.T.S Spiritual & Prophetic Healing Center

24/04/2026

Amandla omthandazo👇

Kulezi zinsuku abantu abaningi bayashesha uma bebhekene nezinkinga — bagijime baye kubo bonke abantu befuna usizo. Kodwa iqiniso lithi: amandla amakhulu aqala lapho uguqa phansi uthandaze.

Umthandazo awudingi imali. Awudingi umuntu ophakathi kwakho noNkulunkulu. Udinga inhliziyo ehlanzekile, ukholo, nokuzithoba.

Kukhona izikhathi lapho ungadingi ukuya kusangoma noma kunoma yimuphi umelaphi wesintu. UNkulunkulu uyakwazi konke odlula kukho. Uyakwazi izinhlungu zakho, izifiso zakho, nezimpi zakho.

Ngisho noma konke kuhamba kahle – QHUBEKA UTHANDAZA

Ukuthandaza kuyavula iminyango engabonwa ngamehlo. Kuyalungisa lapho abantu behluleka khona.

Yazi impendulo yakho ingase ibe seduze kakhulu nawe eduze kwamadolo akho lapho uguqa khona uthandaza.

With Kholi Twin Cira – I just got recognized as one of their top fans! 🎉
21/04/2026

With Kholi Twin Cira – I just got recognized as one of their top fans! 🎉

Ngane zakwethu uma unesifiso sokuxasa i page lethu ungakwenza lokho ngoku subscriber kubiza imali engaphansi kwa R20 lok...
20/04/2026

Ngane zakwethu uma unesifiso sokuxasa i page lethu ungakwenza lokho ngoku subscriber kubiza imali engaphansi kwa R20 lokho kuzosisiza ekutheni siqubeke njalo uku poster everyday🙏🙏

Subscribe to get exclusive benefits:
https://www.facebook.com/100085540645843/subscribenow

Address

1555 Kinshasa Street
Johannesburg

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when B.T.S Spiritual & Prophetic Healing Center posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share