KiddoZone

KiddoZone Spirituality
(1)

03/08/2025

Isiphiwo onaso,Noma ngabe isipho sini siphuma ku Mdali ....

30/07/2025
30/07/2025

Izinkolo.

Ngukabe ufuna ukukhetha inkolo, kodwa udidekile awazi ukuthi iyiphi okuyiyo okungeka Nkulunkulu??

Ake sibheke indaba zenkolo Religion/Beliefs nganazi ezilandelayo.Okuyizo ezidumile.
1.UShembe
2.ZCC/ZION
3.Christianity
4.Amadlozi

Incazelo
Yini inkolo?
Inkolo yinto eqalwa ngumuntu thizeni osuke eysungula ngaphansi kwe mibono yakhe ayifisayo ukuze kufezekiseke loko akufisayo imvamisa kuba ukuxhumana noNkulunkulu .

KuBi yini ukuba ngaphansi kwenkolo thizeni ?

Cha akukho kubi ukuthi uukholwe ngaphansi kwanoma i iyiphi inkolo kungabe uShembe ,Zion ,Christainity ,Emadlozini ....

Njengoba kungenankinga nje ,kusho ukuthi zonke lezi zinkolo unkulunkul uyazazi futhi uzivumile (uma kuthiwa akazivumanga zazingeke zize ziqale zime kwaseNdulo )

Ngakho aziinankinga .

Inkinga kuvamise ukuthi ilethwa ukuthi umuntu ungena enkolweni thizeni ngezinto ezifunwa inyama yakhe, kanti okunye i vision ne mission yenkilo angayazi futhi anga align nayo .ilapho ke inkinga iqala khona .

Uma ukhetha ukukholwa ngaphansi kwe nkolo thizeni yazi kuqala umsuka i vision ne mission yayo ukuze ubone ukuthi ngabe ihambiselana yawe yini leyo nkolo oykhethayo .

Ngabe yonke i nkolo Kunkulunku uyayivuma na?

Yebo uyayivuma zonke inkolo .phela zonke lezi zinkolo ngokuhlukana ukwazo Unkulunkul munye (undlela zonke zibheke kuye).
Ukube wayezinqaba zazingeke ziqale kwase mandulo.I mission inye noma kuhlukile ukwenza .

Kungabe Zonke inkolo ezokukhanya ?

Cha!
Akuzizona zonke inkolo ezokukhanya ezenza izinto zonke zokukhanya .

Kungani pho Unkulunkulu avume ukuthizibe khona nezingenzi okokhanya?

Unkulunkul enguye uphelele engumoya .ungukhukhanya abe ngubusuku .uyisidla abe isinxele ,Ungunkulunkulu ophelele ukuze kube Nokukhanya kumele kube nobumnyama, ukuze kube nokuhle kumele kube nokubi,ukuze into iibukeke ingalungille kumele kube khona okulungileyo .
Ngakhoke umhlaba wakhiwe kanjalo ukuze kuhlale ukukhanya kumele kube nobumnyama kanye ububi mele kube nobuhle.

Loku okudaliwe noma ungakuthandi noma kubukeka kukubi kanjani soze kwaphela inqobo ukwazi ukuphilisana nakho.

Isela uma liphuma lokweba libiza yena unkulunkullu .uma u doctor ephuma eyophilisa abantu ubiza yena .nomthakathi kanye nomfundisi ubiza yena.

Ungu Nkulunkulu yabo bonke .

Kungani evuma 'll?
Unkulunkul uyi main source where by onke ama energy ngokuhlukana kwawo akuye .lomoya okuwe ungowakhe indlela yempilo oykhethela yona nezindlela ohamba ngazo nezinqinabha nempumelelo lomoya usuke ukhona .uma wona mhla udabuka enyameni uphindela lapho osuka khona uyohlala kuye umdali oyi source nayo yonke I information osuka nayo kuwe ..regardless umuhle noma ungomubi.

As so if i need a clarity of something emhlabeni if i ask God the main source nzoythola information e raw .but if i call Jesus ,Shembe etc i information leyo iyash*tsha ibe ngaphansi kwesisekelo saleyo nkolo...

30/07/2025

Saagijima esakwa Dlamini madoda!!




16/06/2025

Hi everyone! 🌟 You can support me by sending Stars - they help me earn money to keep making content you love.

Whenever you see the Stars icon, you can send me Stars!

CONSULTATION🕯️Ufuna ukuphila kwakho kucace? Impilo igcwele izinkinga ongazazi? Isikhathi sokucaciselwa sesifikile!🕯️Uyaz...
16/06/2025

CONSULTATION
🕯️Ufuna ukuphila kwakho kucace? Impilo igcwele izinkinga ongazazi? Isikhathi sokucaciselwa sesifikile!🕯️

Uyazi ukuthi kusho ukuthini ukufuna ukubonisana noma ukucaciselwa? Ukucaciselwa kusho ukuthi uvula inhliziyo yakho ukuze uthole ukuqonda okukhulu ngezinto ezenzakalayo empilweni yakho — ezidlule, ezikhona, nezizayo. Impilo ayifundiswa esikoleni, idinga ukuqondiswa.

🔍 Kungani kufanele ucaciselwe? 🔮 Ukuze uqonde ukuthi kungani izinto zingahambi kahle. 🔮 Ukuhlukanisa phakathi kokuhle nokubi empilweni yakho. 🔮 Ukususa imimoya emibi, isinyama, noma amathonya amabi. 🔮 Ukubona indlela empumelelweni, enothando, enokuthula nenjabulo. 🔮 Ukuthola ukuholwa ngokomoya kwangempela.

🌟 Uzothola ini ngokucaciselwa? ✅ Impendulo ecacile nemininingwane yakho. ✅ Isixazululo sezinkinga zakho. ✅ Ukuhlanzwa, ukuvikelwa, nokubusiswa. ✅ Isiqondiso esivela kuNkulunkulu nezithunywa zakhe. ✅ Ukuthula enhliziyweni nasekuphileni, noma ngabe ukholo lwakho lungoluphi.

⛔ Akunandaba ukuthi ukhokha kuphi. uNkulunkulu usakhuluma nanamuhla. Kudinga wena ukuthi uvule inhliziyo.

📞 WhatsApp: 066 427 1570 💰 Imali yokubonisana: R250 📍 Consulting kwenzeka ngendlela ehlanzekile, ngenhlonipho nangokukhanya kukaNkulunkulu nezithunywa zakhe.

**🕊️ Yenza isinqumo esizoshintsha ukuphila kwakho. Inbox noma WhatsApp manje ukuze ubhukhe isikhathi sakho.

Address

Vosloorus
Johannesburg
1475

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when KiddoZone posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to KiddoZone:

Share