Ceed Media Production

Ceed Media Production οΏ½ Local Record Label
(1)

11/04/2025
11/02/2025

Izolo bengibhizi kakhuuuulu anglitholang ithuba lokuzobonga kini mndeni wami. Sekuyacaca niyofa la ngyofa khona makusaloku kuqhamuka lemikhuba emihle kanje eniyenza egameni lami qhubekan kakhulu naku Youtube. Akujwayelekile ukuth eye hawu ufike KULESIGABA semiliyoni bafwethu ngith nje uNkulunkulu nezidalwa zasemakini zibe nani zinandisele kwenikhala ngakho.πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

ESTUDIO???? Ay khululeka

25/12/2024

Wow Umafikizolo Ngathi Nguyee 8 Million Views On YouTube 😜

cha ngisebenzile πŸ‘‹

20/12/2024

Sizwe sakithi ngibonga iqiniso enilenzile kimi ukungeseka kwenu kuyavela kimi kuyangijabulisa kakhulu ngifisa niqhubeke ningapheli amandla πŸ€πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ‘πŸ‘ namhlanje lengoma sengi celebrator i million lengoma eniyithanda kakhulu ethi NGAQOMA WENA lengoma ina 1 month iphumile ngyabonga kakhulu πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘

https://lnk.to/FalaboInyokaEndala

16/12/2024

I da**ie ngeke sfanelane ngoba ngimnyama nami,
Ngithandwa ngalena, isimomondiya ,intomb'emhlophe.

Ngyajabula ukubona ukuthi nizithanda zonke lezizingoma, niqhubeke njalo online



πŸ“Έ Sganandah Graphics Design

14/12/2024

Nifuna nginenzeleni phela kukhulu kakhulu lokhu engingenzele kona nifanele ukubongw

Lisha kimi i million ΔΊiyigugu yebo lidala kwabanye.

Nime njalo nina besilo noma sekufika isikhathi sokudakwa udumo ningidonse ngesandla ningibuyise endleleni ngingumntwana wenu.

Ngiyafisa nithande kakhu umculo wami okwendlula mina ukuze nigeke nisabe ukungitshela uma ngingasenzi kahle,ngiculela nina ngethembe nina ukuthi niyongibonisa nalapho sengishayisa khona,sibone ukuthi silungisa kanjani,okungijabulisayo ukuthi nibukeka ni happy ngami ngifisa engathi kungahlala kunjena njeπŸ™

10/12/2024

Single, Ngithandana Ne Owner released on 03 November 2023 Certified Gold!

10/12/2024

Nansi iback cover yethu ✊✊✊✊✊πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯

Zikhathele eyakho uhlalephansi izingoma zizovela noma yinini kusukela namuhla asicupheni ngedata Nganezakwethu ✊ Ng'ybonga kakhulu uthando nisazongisekaπŸ™πŸ™πŸ™


nguwe

Address

Jeppe Town
Johannesburg
2001

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ceed Media Production posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ceed Media Production:

Share

Category