Armydog studios

Armydog studios Recording Studio,Gauteng Province Johannesburg CBD,12 kruis street, Factor House office number 307

12/01/2026

RiP Mr N.L Miya. Siyohlale sikukhumbula malume.

12/01/2026

Uqalile unyaka bafwethu ngicela niqhubeke nibhukhe e Armydog Studios sibonge nakulaba asebebhukhile niqhubeke njalo nibize nabanye beze ngobuningi

12/01/2026

2026 siniphathele okungakholakali okuzokumangaza kukuthathe kukubeke ezingeni lomhlaba njengoba ungumculi noma usafisa ukuba umculi

12/01/2026

Ivukane lika jay jay mbuthuma

10/01/2026
09/01/2026

Bafwethu nodadewethu angithembe niyaphila futh ningene kahle ku 2026. hhay nam ngingene kahle kakhulu. Ngithi anginazise ukuthi e Armydog Studios kuzovulwa kusasa 10 January 2026. bekumele kuvulwe ngezi 5 January 2026 kwaphazamisa isifo ekhaya yingakho sekuvulwe late. Noma kunjalo kulonyaka nginiphathele izindaba ezimnandi.
*kulonyaka sizo promote umsebenzi wama Artist aphuma laykhaya akhone ukuthi ashaye ama views amaningi online
*Kulonyaka sizonenzela izi pesheli ezisezingeni
*Kwabase Thekwini istudio sizosebenza
*Kulonyaka sizonenzela I sound e 200% kunaleniyaziyo kwi quality.
*etc

15/12/2025

UNjoko 'IHobosha' Mbambo ngizwa elinye lamakati ami lithi wamithisa ingan Ena 14 years ehlala la ejoz ku end and main lathi wabanjiswa ibhantshi lapha wondla ingan ekungasiyo eyakho leyangan ekabadumile lo oshutha amavideo mbhemu 🤣😅😂😂😅😆😁 Kade ngasho ngathi uyabhayiza wenamfana. Le 3500 oykhiphayo yesondlo wondla ingan kabadumile sphukuphuku🤣😅😅😅😂😂

13/12/2025

Watch, follow, and discover more trending content.

Address

Johannesburg CBD. 12 Kruis Street , Factor House Office Number 307
Johannesburg
2094

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Armydog studios posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Armydog studios:

Share