Rainman RSA

Rainman RSA Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Rainman RSA, Gauteng , springs, Johannesburg.
(1)

iNgcwele Nje enomkhuba omubi wokuthuma abantu uPhuthu ngamaHlaya πŸ˜‚

β€’|πŸ… Content Creator & Singer

β€’ 🀞🏻 Everything You see here is CONTENT (πŸ˜‚ & β™₯️ )

β€’ uMzalaa ka Meta πŸ“Ώ

11/01/2026

If umthanda loMfazi owakthwala 9 months πŸ₯Ί

ndlula ngesibongo sakheπŸ“β€

πŸ‘ΆπŸΏ"Gogo sebahambile oAunty noMalume babuyele eGoli bengisacela ungifakele imayonnaise πŸ₯ΊπŸ‘€"πŸ§“"Thatha nasi iskhiya uhambe uy...
11/01/2026

πŸ‘ΆπŸΏ"Gogo sebahambile oAunty noMalume babuyele eGoli bengisacela ungifakele imayonnaise πŸ₯ΊπŸ‘€"

πŸ§“"Thatha nasi iskhiya uhambe uye eKamereni likaMufi uMalume uJosefaa πŸ₯Ί , Ngaleso sikhiya ufike uvule le dromu ozolithola lapha emnyango Phakathi kule Dromu uzothola isiphuthelwano seTissue usithathe usivule ukhiphe iskhiya kuleyo Tissue 😀 πŸ‘€. Uthathe lesoSikhiya uhambe naso uye eKamereni Lami lapho ngilala khona nomkhulu wakho uBhonyongo alfios Ngubo πŸ€§πŸ‘€.Kune Safe ngaphansi kombhede uvule ngaleso sikhiya πŸ₯Ί Uzothola iskhiya kuleyo safe phinde uthole enye iSafe encane uvule ngaleso sikhiya futhi πŸ₯΄ lapho kee uzofike uthole incwadi yefa likaMkhulu wakho 😀 Ungisize ungalinge uyithinte uvele uthathe leskhiya eSilapho ukhiye njengoba uthole kukhuyiwe bese uyaphuma uyongena eKamereni lika Thembelihle uSis wakho πŸ₯Ί . uVule iWordrobe πŸ₯΄πŸ‘€ kune Jacket πŸ§₯Yaami e brown ukhuthuze emaPocketheni uzothola iskhiya sokuvula iWardrobe yaam endala ehlala eRondweni πŸ›– kuleyo Wardrobe uzofike uthole iJoyini yami engisonta ngayo esontweni πŸ₯Ό ukhuthuze kahle kuleyo Joyini langemuva uzoyithola lapho keh iMayonnaise 😀 Mawuceda uyithathe leMayonnaisee uyilethe lakimi ngizokuthelela mina my Selufu !! Hambake Phuthuma πŸ₯΄πŸ˜’πŸ‘€

πŸ‡ΏπŸ‡¦

πŸ§”πŸΏ: Gijima πŸƒ Mfanawami uyongithengela iCold'Drink Ngiyafa ukoma noShukela ukhuphukile πŸ˜­πŸ˜­πŸ«€πŸ’”"πŸ‘Ά: Okay ufuna  Coke noma iKin...
11/01/2026

πŸ§”πŸΏ: Gijima πŸƒ Mfanawami uyongithengela iCold'Drink Ngiyafa ukoma noShukela ukhuphukile πŸ˜­πŸ˜­πŸ«€πŸ’”"
πŸ‘Ά: Okay ufuna Coke noma iKingsley πŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: iCoke mfanawami ICoke πŸ—£οΈπŸ˜­πŸ˜­πŸ™Œ
πŸ‘Ά: yiphi yekani noma yeBhodlela πŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: iBhodlela Boy Phuthuma πŸ˜­πŸ˜­πŸ™Œ!!
πŸ‘Ά: i1 Litre noma U2 Litre πŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: Futsek πŸ—£οΈ Fokoff 😭 Yekela Sale ungiphathele Amanzi Once πŸ˜­πŸ˜­πŸ™Œ
πŸ‘Ά: ufuna iFlavoures water noma lawa okuthiwa iStill waterπŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: Woza Nale Still Water πŸ˜­πŸ˜­πŸ—£οΈ
πŸ‘Ά: Ashisayo noma Abandayo 🧊πŸ₯€πŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: ngizosakaza ikhanda ngezembe Wena Sathane πŸ˜­πŸ˜­πŸ™ŒπŸ’”letha Amanzi πŸ₯€ nama philisi amiih πŸ—£οΈπŸ˜­!!
πŸ‘Ά: Lol 😁 , Uzongisakaza ngeZembe elikhulu noma leli elincane πŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: Yazi mfanawami 😭😭Uyafana noMamakho 😭😭Uyislwane Bladiih Animal πŸ˜­πŸ˜­πŸ™ŒπŸ’”!! Makhelwane Lekelela Nakhu ngizofela ebaleni πŸ˜­πŸ˜­πŸ—£οΈπŸ—£οΈ!!
πŸ‘Ά: Ngiyislwane mina 😁 , Awusho keh ngiyisiphi iSlwane iDonkey Noma Ingulube 🐷πŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: Ayy Futsek S**a laa 😭😭S**a eduzeKwaam Sathane ngikufisela into embi mfanawami njengoba nawe umubi kangaka πŸ˜­πŸ˜­πŸ—£οΈ!!
πŸ‘Ά: 0kay πŸ₯Ί, Bewufisa ngisuke manje phambiKwakho OR ngisuke Later πŸ₯΄πŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: S**aa manje hamba Njandini πŸ˜­πŸ˜­πŸ˜­πŸ—£οΈ!!
πŸ‘Ά: 0kay πŸ₯Ί So UzongiGuga πŸ‘¨πŸΏβ€πŸΌ? Noma NgiziHambele mina πŸ₯΄πŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: Thandaza mfanawami ukuthi ngishonee Today 🀧 ngoba uma ngike ngalulama ngizokubulala Today πŸ˜­πŸ˜­πŸ˜­πŸ—£οΈ!!
πŸ‘Ά: Uzongibulala NgoMese Noma NgesiBhamu πŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: NgizokuDubulaa 😭7 Bullets unye nyiih πŸ’©πŸ€§πŸ—£οΈ!!
πŸ‘Ά: Haa 7 Bullets 😳Pho Uzongidubula enhloko noma Emzimbeni πŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: Fakhi Yuuh Bladifuli πŸ—£οΈ Yoo Skepsel πŸ˜€πŸ˜­πŸ˜­πŸ—£οΈ!!
πŸ‘Ά: Fakhi me 😁 πŸ‘€ ? , NgeCondom noma Flesh πŸ₯©πŸ₯ΊπŸ‘€?
πŸ§”πŸΏ: *** wavele Waqhulekaa***
πŸ‘Ά: Manje ushonile Noma uLele πŸ˜³πŸ‘€?
πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ¦˜

πŸ‘¦πŸΎ"Asambe gazilaami uyabona sewudakiwe Manje😩 uzosishayisa ngabantu πŸ˜­πŸ˜­πŸ‘€"πŸ‘΄πŸΏ"No No 😀 I'ma Kancane Bafo ngifuna ukubuza leS...
11/01/2026

πŸ‘¦πŸΎ"Asambe gazilaami uyabona sewudakiwe Manje😩 uzosishayisa ngabantu πŸ˜­πŸ˜­πŸ‘€"

πŸ‘΄πŸΏ"No No 😀 I'ma Kancane Bafo ngifuna ukubuza leSgora sama Vest 🎽engwe ukuthi ingabe unenkinga NamiπŸ₯΄πŸ‘€!!"
πŸ‘¦πŸΎ"ayy marn thula mzala Yehlisa umoya uzokushaya Lomuntu 😭 Futhi awukwazi ukulwa uyakhumbula asibhonya sobabili uDlamini eTarven ka Max 😭ende inkinga uzobese asishaya sobabili mina angifuni ukubhonywaa Namhlanje πŸ˜­πŸ˜­πŸ˜­πŸ‘€"
πŸ‘΄πŸΏ"Yeyiih Fakhii πŸ˜€πŸ—£οΈyeeh Wena Sgora ingabe unenkinga Nami Msooooonu kaNyoko Woza laa Njandini buya sbulalane πŸ’ͺ🏿πŸ’ͺπŸΏπŸ˜­πŸ˜­πŸ‘€"
πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ¦˜

πŸ‘΄πŸΏ"Boy Boy πŸ₯ΊThatha nayi imali πŸ’ΈUthule ungamtsheli uMama ukuthi ubone πŸ‘€Ini Namhlanje uyezwa πŸ₯ΊπŸ‘€?"πŸ‘ΆπŸ½"Awwuh Ngeke R20 πŸ˜©πŸ‘€???"...
11/01/2026

πŸ‘΄πŸΏ"Boy Boy πŸ₯ΊThatha nayi imali πŸ’ΈUthule ungamtsheli uMama ukuthi ubone πŸ‘€Ini Namhlanje uyezwa πŸ₯ΊπŸ‘€?"
πŸ‘ΆπŸ½"Awwuh Ngeke R20 πŸ˜©πŸ‘€???"
πŸ‘΄πŸΏ"Yes My Boy πŸ₯Ί R20 Akufani Nokusha nesebho πŸ˜—πŸ‘€πŸ’ͺ🏿"
πŸ‘ΆπŸ½"Wenza Kancane Shemuh πŸ₯Ί uMama nomfundisi uNdlovu Banginikeza R100 ukuthi ngithule nemfihlo zabo 😀 uMalume wase Nextdoor yena unginikeza R50 πŸ˜©πŸ™ŒCha Sala No R20 wakho ngiyomtshela uMama ukuthi niyaDunuselana nino Aunty Mithephi πŸƒπŸƒπŸƒπŸ˜€πŸ’ͺπŸΏπŸ’”"
πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ¦˜

πŸ‘©πŸΎ"Hawu πŸ₯Ί Ngoba Sewukutholile πŸ‘πŸ† ubukfuna soyangiShiyaa πŸšΆπŸΏβ€β™€οΈπŸ₯ΊπŸ‘€?"πŸ‘¦πŸΎ"UngangiLandeli Hamba wedwa πŸ₯² Nangu uyeza Lapha uNonh...
11/01/2026

πŸ‘©πŸΎ"Hawu πŸ₯Ί Ngoba Sewukutholile πŸ‘πŸ† ubukfuna soyangiShiyaa πŸšΆπŸΏβ€β™€οΈπŸ₯ΊπŸ‘€?"
πŸ‘¦πŸΎ"UngangiLandeli Hamba wedwa πŸ₯² Nangu uyeza Lapha uNonhle and wangitshela ukthi ngidlalele kude nawe ngoba ave uyisfebe Wena 😭😭 Jehovah ingabe ngizothi ngivelaphi nawe shembe nginuka neGqe πŸ‘πŸ˜­πŸ˜­πŸšΆπŸ½πŸšΆπŸ½πŸ‘€"

πŸ‘©πŸΎ"Hawu πŸ₯ΊNgoba sizomtshela ukuthi Sihlangane endleleni njee πŸ₯ΊπŸ‘€"
πŸ‘¦πŸΎ"Cha Cha 😩 Hamba wedwa marn uzongiCabanisaa nomuntu wamiihπŸ₯ΊπŸ‘€πŸšΆπŸ½πŸšΆπŸ½"
πŸ‘©πŸΎ"Hawu Mthe πŸ₯ΊπŸ‘€πŸ—£οΈ!!"
πŸ‘¦πŸΎ"*** πŸƒπŸƒπŸƒπŸƒπŸƒ***"
πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ¦˜

Lona ke osesithombeni iGama lakhe uMike Meaney Owaqhopha umlando wokuGcwatshwa ⚰️ ephila izinsuku eziwu 61 (61 Days) Kod...
11/01/2026

Lona ke osesithombeni iGama lakhe uMike Meaney Owaqhopha umlando wokuGcwatshwa ⚰️ ephila izinsuku eziwu 61 (61 Days) Kodwa okuthusa kaKhulu ngalomlando walendoda akuyona indaba yokuswela umoya πŸ’¨ Kanye NokuValeleka ( suffocation or isolation ) πŸ‘‰... okuthusa kaKhulu ngalodaba lalendoda ukuthi uMike "Wakhohlwa (He Forgot)" ukutshela uMfazi πŸ‘°πŸ»β€β™€οΈ wakhe ukuthi ufuna ukuQhopha umlando wakuhlala Emathuneni 2 months 😭yes mzala Izinyanga ezimbili πŸ˜¦πŸ‘‰βš°οΈπŸ’ͺ🏿

kwathi keh ngo 1968, uMike wayesebenza Γ±jengo Bar man πŸ₯ƒπŸ·πŸΎπŸ₯‚πŸ»πŸΊπŸΉ kuthiwa lensizwa yayidesha uGologo Kusheke Izidakwa zihambe ngobhala ukuya emakhaya 😭😭wayesebenzela eLondon iphupho lakhe kwakuwuthi Ufuna ukuQhopha umlando angcwatshwe Aphila ( being buried alive for 2 Or 3 months)

iYebo Zingcwele nani Bomzala Indaba yalendoda Akekho owayeyi Thatha kancane impela kuthiwa kwaphuma abantu left & right bezobungaza ukugcwatshwa kwayo Lensizwa ebiDesha iCoctail 🍹🍸 Izintombi zigiye Ngesitho sangasese Phansi πŸ‘πŸ˜­ Kuthiwa iBox lakhe ⚰️ uCoffini Kwakuwu Coffin ⚰️ odurayo Ngendlela edidayo isho Phakathi ngezinto zika Nokusho Ezibizwa ngo buzzer system. kwaphuma izigidi zabantu Izintombi , Izinsizwa , oGogo , Izidakwa , Abaculi Bonke labantu bozobukela lendoda ingena Phakathi inside Kucasket ⚰️ ibheka kwelamaThonga Iphila (Alive ) Ayke samfaka 6 feet Phansi egodini Emathuneni ase Kilburn

1.Wayefakelwa ukudla nge Tupe (iPipe), 2.wayeXoxa nezintatheli zimibuza imibuzo okuthi Kunjani kodwa bafo ebusuku lapho kwelamaThonga?ingabe uyakhuluma nezinye izipoki nawe ? Ingabe usushonile nawe ?😁, 3.wayecula nezingoma zokholo ehambisa iSkhathi ukuze angalahli ithemba 😭😭πŸ’ͺ🏿

wavele waphenduka iCelebrity wasekhumbula umfazi wakhe , uAlice 😭 Endlini usele yedwa ekhaya uyazibuza ukuthi uphi uMike .Naye uAlice wayengazi ukuthi Ushonephi uMike until kufika intatheli imbuza ukth "uzizwa kanjani njengoba iNdoda yakho ingcwatshwe iphila?"

uAlice Akazange Alalise Maseko wavele washona khona

Wafika ethuneni wamemeza kuloMbobo yokudla wathi πŸ˜­πŸ—£οΈ: "yewena Slima sendoda, wee πŸ—£οΈMike! Vele noMamakho washo Ukthi uyislima !!"

ngenca yokuthukuthela uMike Wabese ehlala 61 days WaQhopha umlando πŸ₯³πŸ₯³
πŸ‡ΏπŸ‡¦

asambeni siyo Preventer zinsizwa Angeke phela ube Na 12 wezingane ube usha nesobho πŸ˜­πŸ‘πŸ» πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ§œπŸ»β€β™‚οΈ
11/01/2026

asambeni siyo Preventer zinsizwa Angeke phela ube Na 12 wezingane ube usha nesobho πŸ˜­πŸ‘πŸ»
πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ§œπŸ»β€β™‚οΈ

10/01/2026

lesichitho esivale umsebenzi neMali yakho ngiyathandaza siphume manje AmenπŸ•―οΈπŸ€

"🚿"πŸ‘Ά"kuku engaka 😦!!"πŸ‘©"Aibooh Yeeh Wena Uthini πŸ˜€πŸ‘€?πŸ‘Ά"Gugu gagaga πŸ₯ΊπŸ˜"πŸ‘©"Ooh ohh okay Yeyi besengimangele Nkosiyaam πŸ˜­πŸ‘€" πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ§œπŸ»...
10/01/2026

"🚿"
πŸ‘Ά"kuku engaka 😦!!"
πŸ‘©"Aibooh Yeeh Wena Uthini πŸ˜€πŸ‘€?
πŸ‘Ά"Gugu gagaga πŸ₯ΊπŸ˜"
πŸ‘©"Ooh ohh okay Yeyi besengimangele Nkosiyaam πŸ˜­πŸ‘€"
πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ§œπŸ»β€β™‚οΈ

Address

Gauteng , Springs
Johannesburg
1550

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Rainman RSA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Rainman RSA:

Share