Hleka wayawaya

Hleka wayawaya Ungahleki kakhulu boizn or gilzn

18/10/2025

"Woza December!" ๐Ÿ’ƒ๐Ÿฝ

Kusho umuntu ogadwa ngathi yimbuzi yomsebenzi. ๐Ÿ˜‘๐Ÿšฎ

30/05/2025

"Laphaya kuthiwa kuholwa itawzeni, ngabe ngiyaya manje kuzonqamuka uR350 wami."

21/05/2025

Akekho nje umfana onama piles, khuluma iqiniso umd*di udliwa yini?๐Ÿ™„

21/05/2025

Upractize iMaths ubsuku bonke, uze ulale ngo4 ekseni.
Uma sekubuya ama result uthole lowo 4 olale ngawo๐Ÿšฎ

05/03/2024

Umuntu akhaliswe ulayini wase-clinic, kodwa emcimbini uma aze azenzele umthunzi ngepleti lokuphaka.
๐Ÿคจ ๐Ÿ˜

02/03/2024

Am back guyz๐Ÿฅบ๐Ÿคฃ๐Ÿคฃ๐Ÿคฃ๐Ÿ˜‚

02/03/2024

Mina bengithi ngicela ningiboleke itawuzeni, uma ngingasakhokhi ngininikeza imvumo yokungigudla ngama-post. ๐Ÿฅบ

02/03/2024

Angazi abanye benza kanjani, ay kubuhlungu ukunikeza intombazane imali, yoh! ๐Ÿ˜ญ

๐Ÿ’” ๐Ÿ’”

10/02/2024

Into engiyoyikhala mhla ngifika ezulwini ngithola ukuthi ukuthwala akusona isono.

๐Ÿฅบ ๐Ÿ˜ซ ๐Ÿ˜ญ

06/01/2024

๐Ÿ‘ด๐Ÿฝ: "Uphuze nemali yerenti?"
๐Ÿง”๐Ÿฝ: "Cha mastende, akunjalo."
๐Ÿ‘ด๐Ÿฝ: "Kunjani?"
๐Ÿง”๐Ÿฝ: "Ngiyaphila."

Address

Middleburg
Johannesburg
NJABZA

Telephone

+27822627342

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Hleka wayawaya posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Hleka wayawaya:

Shortcuts

Share

Category