Isambane News

Isambane News We are publishing News and helping young locals artist

Missing person!!!!!!Last seen on 30 May
03/06/2024

Missing person!!!!!!

Last seen on 30 May

31/05/2024

Lubukeka lubakhona ushintsho ku national njengoba I qembu I MK isigudluze I EFF ukubala kusaqhubeka

27/09/2023

Unwele olude kuloyo owayengumdidiyeli wezindaba kwi sambane News , uMlondi , namhlanje usuku lokubungaza usuku lokuzalwa kwakhe ,, njengoba lolusuku lubalulekile kakhulu kuyena ,luzobungazwa ngokuthi abaphathi Kanye bagcoke ama T-shirt abomvu ,sithi halala Mlondi ukhule uqhubeke nokuhlonipha

30/03/2023

Usesungule iqembu elibizwa nge M.O.F (music on fire) uMlondi Mhlongo , leli qembu lichazwe njengeqembu elizolwela futhi lutholele usizo amaciko asasemazingeni aphansi

28/09/2022

Attention !!

The M.O.F president. Mr ML mlondi will be addressing all local artist .

By tomorrow at 16:30.

14/08/2022

Just in : lowo onekhono lokusakaza ,u ML Mlondi ,usephakamise ukushiya izintambo zokuba ngumsakazo lokhu kulandela ukungagculiseki ngemibono emayelana nezinsolo abebhekene nazo ,zokuchema nabathile ,lokhu kwenzeka esasakaza kwenye Yama online Radio station ,engeke ivezwe igama layo ,ngezizathu ezithile ,umlondi ushiya nje vele ubesamile ekusakazeni kulandela ukuba wathi ufuna ukubhekana nezincwadi zakhe zeskole ,,

18/06/2022

Ongumbhali aphinde abe ngumhleli wezindaba kwi Sambane News ,u Mr ML mlondi , ubhekene nezinsolo zokushicilela udaba ,oluthatha izinhlangothi , Kanti futhi ube esecela ukuba aqede ukubhala izivivinyo zakhe zaphakathi nonyaka ,bese ebhekana nalo icala lakhe.lokhu okungaholela ukuba amiswe esikhundleni sekuba yi manager yaleli khasi

Address

Nandi Street
Jozini

Telephone

+27636712923

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Isambane News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Isambane News:

Share