Izindaba Zezwe

Izindaba Zezwe Izindaba azipheli kuphela abantu We are now working with Student in the Field of marketing and Journalism

Isihluthu nethanga Kuyoshwaqa isihluthu ngomhlaka 1 Agasti eJozini esasol galaji. Ilokhe isabalale njalo iposta yemashi ...
29/07/2025

Isihluthu nethanga

Kuyoshwaqa isihluthu ngomhlaka 1 Agasti eJozini esasol galaji. Ilokhe isabalale njalo iposta yemashi ezobhekiswa esasoli ngenxa yemenja ene afro esolwa ngokuthanda ithanga elilodwa. Lemenenja isolwa nangokuxosha abasebenzi ngendlela engakungile.

Uma beyokwetha abesifazane kulebhawuzi kuthiwa sebavele baveze isandla sondwa ngenxa yokusabela ithanda elimpofu.

Owekhasi uzoba mningi esasolo eyobheka isimo.

Kunebandla elingazwani nezishimane. Kunebandla elingazwani nezishimane, uma kulebandla uke wasebenza awugeji uyayithola ...
28/07/2025

Kunebandla elingazwani nezishimane.

Kunebandla elingazwani nezishimane, uma kulebandla uke wasebenza awugeji uyayithola ingoduso. Kuthiwa kulebandla inqwaba imbokodo, abanye bashaya nga3 kuyaphezulu.

Lebandla ngisho umncane kulo awubukeki uyingane uyathandazelwa uze ubukeke una 45 uma una 20.

Udaba oluphelele nezithombe kuyalandela

28/07/2025

Owayetohoza kwi NFP usezobokala kuZalo.

Ongakhethi izindlela zokwenza imali usezobonakala kuZalo.

Udabala oluphelele luzolabdela

28/07/2025

Udonsa kanzima uFloyidi owalaxaza i-EFF.

kunnzima kuFloyidi owalahla iqembu likaMalema wajoyina elikaZuma.

Abekhasi bathole ukuthi iyamstress lento ufloyidi njengoba esematasa ecwensa iMK ngokuthi iyibhizinisi lika Zuma.

28/07/2025

Owekhasi uzimisele ukusebenza kanzima ukubuyisa amandla ekhasi njengoba ubesashayina afundisa isingisi amachina alla. Amaxoxo nemnenke.

eJozini sebezophatha amapasi akwenza ubukeke ufundile. Sebezophatha amapasi anohlonze abaseJozini njengoba sebezolithola...
28/07/2025

eJozini sebezophatha amapasi akwenza ubukeke ufundile.

Sebezophatha amapasi anohlonze abaseJozini njengoba sebezolithola ithuba lokwenza amapasi angama card.

Owekhasi uthole ngalodaba ebuya koshela ngase thusong eJozini

Address

Umhlabuyalingana
Jozini

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izindaba Zezwe posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share