27/07/2021
LAPHA SICHAZA UKUTHI OBANI ABA-QUALIFY UKUTHOLA R350
Who qualifies for the grant, Ubani emfane lemali:
1. South African citizen and immigrants/refugees with valid documents.
- Umhlali waseNingizumu Afrika, nomuntu wangaphandle okuleli ngokusemthethweni onamaphepha.
2. Must NOT be employed or getting UIF payments
- Kumele kube umuntu ongasebenzi, futhi nemali kaUIF engayitholi.
3. Must NOT be getting any other grant or social assistance.
- Kumele kube ikuthi asikho isibomelelo sikaHulumeni akasitholayo [njengo NSFAS, Government Leadership]. Omama bezingane kubikwe ukuthi nabo bazoyithola.
*****
Steps to get access to a grant, izitebhu ezilandelwayo ukuze uthole lemali. Lokhu sokubhala kusasa, ungaphulelwa.
*****
Khumbula lento esiyibhale siyisusela ngendlela obekwenzeka ngayo ngonyaka odlule, kungenzeka kushintshe kulonyaka besenzela ukukubeka esthombeni into okumele uyilindele.
Khumbula SASSA awukayikhiphi imininingwane yakulonyaka, uma isiphumile soba abokuqala ukuyibhala la ekhasini lethu.
Gwema ukuthumela imininingwane yakho koWhatsApp nakuma Website lokho kuzodala ukuthi kudliwe imali yakho, thina soyifaka number eright neWebsite yakhona.
Follow, Like (y) , and Share 🔄 our posts you'll never miss a thing. Uma ungakwenzi lokhu okungaphezulu izinto esizibhalayo ngeke zivele on your NewsFeeds, kuzodingeka ukuze uyocinga wena kwiPage lethu, kanti if you like and/or share every post yonke into esiyibhalayo izovela phezulu uma uvula Facebook wakho.