Kranskop news

Kranskop news SIVEZA KONKE OKUPHATHELENE NEKRANSKOP🚨
SIYACACISA SIPHINDE SIYALE 🚨
SILWA NOKUMOSHEKA KWENTSHA🚨

01/07/2025

Sibonga ukuvuka inyama isahlangene nomphefumulo.♥️🙏🏾

 NAKHUYA KOMDLOVANE MADODA♥️🔥
11/06/2025



NAKHUYA KOMDLOVANE MADODA♥️🔥

MKHIZE KHABAZELA KAMAVOVO UBUMNANDI UYASENZELA GCWABE LE KO2  🤞🏿🔥♥️
11/06/2025

MKHIZE KHABAZELA KAMAVOVO UBUMNANDI UYASENZELA GCWABE LE KO2 🤞🏿🔥♥️

 SIBHALELWE UBHUTI WASE KRANSKOP UCELA UKUKHULUMA NABESILISA NABESIFAZANE ABATHANDANAYO UCELE UKUBA NIMUBIZE NGO "SONHLI...
11/06/2025



SIBHALELWE UBHUTI WASE KRANSKOP UCELA UKUKHULUMA NABESILISA NABESIFAZANE ABATHANDANAYO UCELE UKUBA NIMUBIZE NGO "SONHLIZIYO" KUSUKA MANJE LUQALWA LOKUHLELO

NAMUHLA USIBHALELE KANJE

NGIBINGELE EKRANSKOP NEWS NAMUHLA NGICELA UKUKHULUMA KAKHULU NABESIFAZANE ABANGABENZELI LUTHO ABANTU ABATHANDANA NABO MTAKAMAH
KUZOHLALE KUBHEDA PHAKATHI KWAKHO NENDODA YAKHO MUNGALALANGA NAYO NGOBA THERE'S NOTHING OMENZELA YONA UYABONA UYA LACKER MFETHU NGISHO UNO R100 AWICABANGI NHLOBO MARA YONA KUZOMELE NGISHO IPHETHE UR5 IWUDLE NAWE BESE UZOYINCISHA LENUNU YAKHO NAYO OSUNUNUSELE ABANINGI NGAYO AYISAZWAKALI NOKUZWAKALA ,KHONA INGANE EZAKHIWE KABI ZAKHULISWA NGO "MAN MUST" AZIKWAZI KWENZANI KUMA RELATIONSHIP UYAZ NOKUTHI MUYOBA NAYE LOMUNTU INTEZOKHULUNYWA KUZE KUSHONE ILANGA EYAMA ALLOWANCE AKAWAFUNAYO,NGEKE UMUZWE EKUTSHENA UKUTHI KUNENTO AKAYIZAMAYO EZOMUFAKELA IMALI CELA UMSIZA LUTHO UHLALE EVULE IZANDLA UKHANGEZILE USUHLULWA NAWUKUTHATHA YONA LEMALI AKAKUPHA YONA UMTHENGELE INTO OBONAYO UKUTHI UYAYIDINGA YENA ASINGADLALI NGENGANE ZABANTU.

MORAL:BAMBISANANI OTHANDWENI

11/06/2025


Lapho uzozama khona namuhla sengathi kungalunga mkhaya okuhle okuhlelayo kuphumelele.🤞🏿♥️

 !!!Ngcolosi!Wena wakwaDlabazane,KaNgwane,KaNephu kaLamula,Nyawo zigezwa ngamazolo,Nina enivuka nixubhe ngelala,Shongolo...
10/06/2025

!!!

Ngcolosi!
Wena wakwaDlabazane,KaNgwane,
KaNephu kaLamula,
Nyawo zigezwa ngamazolo,
Nina enivuka nixubhe ngelala,
Shongololo,
Wathi uyalithinta lahwaqabala,
Ngabe siyakudla sesab'imilenzelenze,
Nyawo zeshongololo kaziphumuli,
Sigampu,
Ngwane, ingwani ngwadi,
Abayibone ngesond'ukuthi iwelile,
Jali,
Nina enilala nomunwe,
Nivuke nikhwif'ilanga,
Mmemezi kaHlangabeza,
Ngcolosi!
Inkosi kayiqedwa.....♥️🙏🏾

10/06/2025

Kulomoya nesimo sezulu esingesihle niphephe bomkhaya nemindeni yenu.🙏🏾♥️

10/06/2025


SIBONGA UMDALI NABADALA BAKITHI SIVUKE SIPHEPHILE .♥️🤞🏿

07/06/2025


Kukhona lomuntu ongeke umbone ngisho edinwe ,intehlale izihlekela engenankinga namuntu kukhona lomkhaya wami ongafunga uphila emhlabeni wakhe yedwa ngoba lengane ihlale imoyizela yinina imbali zesizwe MaQhawe.🤞🏿❤️

Usuke ubusisiwe mawunalenhlobo yomuntu eduze kwakho ngoba laba bantu ibona ekukhulumeka nabo futhi Ave becabangisana kahle.Ungathi I advantage yokuthi lenhlobo yabantu ihlale imoyizela bese wenza okubi kubo leso isono esiphindwe kaw tetifayfi .🤞🏿😏

  Leli itshe lika Ntunjambili elikhona endaweni yaseNtunjambili eliyisibonelo sokuthi indawo yakithi impela inemvelo enh...
07/06/2025



Leli itshe lika Ntunjambili elikhona endaweni yaseNtunjambili eliyisibonelo sokuthi indawo yakithi impela inemvelo enhle kusuka ungena eKranskop wehla koSambamba uya koShushu wehle njalo uyothukela

WeMkhaya kunobuhle obulaphaya ngasesikoleni eHlangabeza maweqa iNdondondwa ,yinhle nansi indawo izihlahla emaceleni mtakaMah ungathi ungaphuma emotweni uyohlala khona cha Bantu bakithi yinhle nansi indawo ❤️🙏🏾

ake uKhuphuke ngendawo yangakini mkhaya wami usibonisa laphobona khona ubuhle bemvelo.❤️

 SESILALA NTAMBAMA UMFOWETHU OCELE UKUBA SIMUFIHLE UXWAYISA NGENKUNZI EBANJWA EWOSI EBHRIJINI.OBESIXWAYISA UBHALE KANJE:...
07/06/2025



SESILALA NTAMBAMA UMFOWETHU OCELE UKUBA SIMUFIHLE UXWAYISA NGENKUNZI EBANJWA EWOSI EBHRIJINI.

OBESIXWAYISA UBHALE KANJE:

Ngicela kungazisho IGama sibhekene nenkinga eKranskop endaweni yaseWosi khona abantu ababamba iNkunzi eNdaweni yaseKranskop eBhrijini eWosi laba bantu babebabili behamba bephethe isibhamu ngicela kungazibali izinto abazithatha kumina angikwazi kukubala cz ngyasaba ngoba angibazi kuze kube imanjer angikaze ngithole kuthi ngobani ngyafisa ukubazi but akekho owaziyo kuthi kungobani kodwa niqaphele kubi

 USNENHLANHLA NGIDI ucela ukufuniswa uSphamandla Danisa ,uSandile Danisa Kanye no Slindile Danisa okungabase Kranskop in...
07/06/2025



USNENHLANHLA NGIDI ucela ukufuniswa uSphamandla Danisa ,uSandile Danisa Kanye no Slindile Danisa okungabase Kranskop intemuhluphayo isigodi akasazi .

ocela uSizo ubhale kanje:
Molweni, cela ungisize undifunise u: Sphamandla Danisa, Sandile Danisa or u Slindile Danisa base Kranskop ndilibele isgodi sabo ukuthi ngabaphi. Bafunwa ngu Sinenhlanhla Ngidi e Eastern Cape. 🙏🏾

Address

Kranskop

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Kranskop news posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share