KwaMakhutha Newsroom

KwaMakhutha Newsroom We share news

30/10/2025

INKANTOLO eNkulu yaKwaZulu-Natal isikhiphe isimemezelo sokuthi uChief Albert John Mvumbi Luthuli ongasekho, owayenguMengameli Jikelele we-African National Congress akashonanga engozini yesitimela njengoba kwanqunywa ngaphambilini ngo-1967, kunalokho washaywa waze washona ngamaphoyisa obandlululo.

30/10/2025

Alufakwa e Kzn kule festive season njengoba uNdunakulu uThami Ntuli ememezele uku deploy 17 000 SAPS police officers kulesi fundazwe.

30/10/2025
30/10/2025
30/10/2025

Cat Matlala’s voice recording 🎙️

UCat Matlala uthi ngesikhathi esenqaba ukuqhubeka nokusiza uSenzo Mchunu ngemali then uSenzo wacasuka wayalela uGeneral Fannie Masemola ukuba anqamule inkontileka yakhe uCat Matlala with SAPS ❌

Uthi emuva kwalapho wabatshela oBrown Mogotsi ukuthi uzoya emaphoyiseni ayoshisa uSenzo Mchunu ngoba sebemudlalisa i-rough manje 👮‍♀️

Inkontileka kaMatlala ka-R360 million, uSenzo Mchunu wayefuna ukusebenzisa lemali ukuqhuba umkhankaso wakhe wokuba uMongameli olandelayo we-ANC 💺

28/10/2025

I Banyana Banyana isihlungele iWAFCON ezobanjelwa kwelase Morocco ngemuva kokuguqisa iDemocratic Republic of Congo 1 - 0 (2 - 1) enkundleni yase Dobsonville eSoweto.

28/10/2025

Indlela ebeniphume ngayo. Bungaze ufunge ukuthi bayoxhasa uDlamini bonke. Kanti khona kade begephele ukutapha.

Uhlonishwe ngeziqu zokuhlakaza ANC ngamalengiso.
28/10/2025

Uhlonishwe ngeziqu zokuhlakaza ANC ngamalengiso.

Address

Kwamakhutha

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when KwaMakhutha Newsroom posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share