MC Gebs

MC Gebs Umuntu ungumuntu ngabantu,ophansi akawi ophezulu yena uyawa

Namhlanje kuwu Msombululo(Monday)syazi ukuthi abantu abaningi abaphathekile kahle abanye akuyekanga emsebenzini ngenhla ...
03/08/2026

Namhlanje kuwu Msombululo(Monday)syazi ukuthi abantu abaningi abaphathekile kahle abanye akuyekanga emsebenzini ngenhla yeweekend ebineziphuzo nemcimbi ngokuhlukahlukana kwayo..wena ngabe uvuke wadlani namhlanje..kuvukekile yini ukuya emsebenzini?

 πŸ“»Vibe 94.7 FMπŸ“ž072 904 0900πŸ•01:00-04:00ukuphi nendawo ?
30/07/2026


πŸ“»Vibe 94.7 FM
πŸ“ž072 904 0900
πŸ•01:00-04:00

ukuphi nendawo ?

Empilweni kunezikhathi ezinhle nezimbi,kumele ugwinye ngisho kushisa
26/07/2026

Empilweni kunezikhathi ezinhle nezimbi,kumele ugwinye ngisho kushisa

Ngiyazi ukuthi singabantu emhlabeni sehlukene phakathi futhi asikholelwa entweni eyodwa,lokhoke akusilona icala umuntu n...
25/07/2026

Ngiyazi ukuthi singabantu emhlabeni sehlukene phakathi futhi asikholelwa entweni eyodwa,lokhoke akusilona icala umuntu nomuntu ukholelwa entweni ayithandayo..so ngyacela kakhulu ukuthi ningibize emcimbini yenu ukuze uzokwazi ukuhlukanisa ukuba ukholelwe yimi noma chaaa.

Ngitholakala kanje kuma social media..check the pictures on post.

25/07/2026

MC Tshatha Isbatshazwa SakwaNongoma namnanje ngyohlezi ngibukela kulomsakazi uTshatha umfoka Ngobe,isbindi,ukuzethemba nokwesaba ihlazo

πŸ‡ΏπŸ‡¦   πŸ“» Vibe FM 94.7 🎀 MC GebsπŸ“ž 072 904 0900πŸ• 01:00-04:00Kusileeee..namhlanje kungolwesine ngabe ungidonsa uuphi nendawo....
16/07/2026

πŸ‡ΏπŸ‡¦
πŸ“» Vibe FM 94.7
🎀 MC Gebs
πŸ“ž 072 904 0900
πŸ• 01:00-04:00

Kusileeee..namhlanje kungolwesine ngabe ungidonsa uuphi nendawo..khumbula ngo 02:30 sizobe sinalo iciko lethu nomculo we Hip Hop"BlaQ Melody Music"

04/07/2026

Bafw2 kini nonke ngikhona kuWhatsapp nansi inumber yami 079 980 0321,ebese ngicela zingane zakwethu kulaba abangama Artist ngcela niyiyeke lento yokuthi ningene kuwhatsapp nivele nisende inqwaba yezingoma ebese nithi ngcela uzidlale emsakazweni ngingusbanibani wakabani.

ayikho ingoma edlalwa ngowhatsapp kwi Radio and anibingeleli anizichazi nivele ningene nje nisende inqwaba yezingoma..bafw2 iyekeni lonto angisho kabi,ikhona i-Email imenyezelwa njalo kwi Radio even kuma pages eRadio iyabhalwa so plz asisebenzisaneni kahle babhemi sndawonye endimeni.

MC Tshatha Isbatshazwa SakwaNongoma unabantu abadala unayo lenhlansi yokuboniswa,wake wabhala ngelezinsizwa zingakabibik...
04/07/2026

MC Tshatha Isbatshazwa SakwaNongoma unabantu abadala unayo lenhlansi yokuboniswa,wake wabhala ngelezinsizwa zingakabibikho ebalazweni ekhuluma ngamagalelo azo..ngikhumbula ekhuluma ngomfoka Mbokazi esadlala kwi development esho umfoka Khathide ukuthi abambheke lomfo ngoba unzima kakhulu uyakude nebula nangempela buka manje uMbokazi ukuthi ukuliphi izinga..waphinde wakhuluma ngomfoka Ndabandaba ethi akumandla isqhwaga insizwa ephelele engashodi ndawo..buka namhlanje umfoka Ndabandaba ubumela kanjani ubunsizwa bakhe..ngyamvuma uKhathide uyakwazi ukubona into iselena kude.
Nkosikhona Phakel umthakathi

Address

A224 Kholwa Road KwaMashu
Kwamashu
4359

Telephone

+27799800321

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when MC Gebs posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to MC Gebs:

Shortcuts

Share