MAbhodla media news

MAbhodla media news Nrws paper

20/05/2025
20/05/2025
02/08/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Mabhanyaza Mgazi Ntshangase Ntshangase, Lihle Mthunzi, Patricia Mgqadi

19/08/2023

APHENDUKE INHLEKISA AMPHEPHANDABA ASEMBAZWANE EBIKA NGE AK HARDWARE

Bawaphendule ihlaya amaphephandaba aseMbazwane ebika ngesitolo esikhulu I AK hardware ethi uyavalwa soze yavulwa...abantu babhale ekhasini imbazwane update bawayoca bethi awuhubhu kabhejane..lamaphepha amabili ( amagama siwagodlile) aze abhale loludaba nje ,izolo lithe lishona ilanga kwagasela amadoda abehlome nezinhlokohlela zezibhamu kulesitolo.Lamadoda abehlomile akwaziwa noma angamaphoyisa noma aluhloboluni lwabantu.Lamaphephendaba athe angabona lamadoda abehlomile agijima abikela abantu ukuthi siyavalwa isitolo sezinto sokwakha.Amemezele ukuthi abaphuthume abantu bayathenga kwezinye izitolo ngoba lesi kuphelile ngaso.

Asweele nomgodi wokucasha ekuseni sivulwa lesitolo njengoba sisebenza njengokwejwayelekile.Leliphephandaba lifonele imithombo engabahlobo baleliphephandaba lemithombo isebenza kuso lesitolo ivele yaphela insini yathi "siyasebenza isitolo akukho konke lokho"

Address

R22
Kwandengezi

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when MAbhodla media news posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to MAbhodla media news:

Shortcuts

Share