H.A.P Production

  • Home
  • H.A.P Production

H.A.P Production Hlangana Art Production H.A.P Media TV

 #  Happy Birthday Mnyovu Uyatinyela SA
23/09/2025

# Happy Birthday Mnyovu Uyatinyela SA

  mhlaka 30 December kuwolonyaka sengisho kulezi nyanga embili esele bese sishayi count down  laphana Kwahlathi.Crech Kw...
22/09/2025

mhlaka 30 December kuwolonyaka sengisho kulezi nyanga embili esele bese sishayi count down laphana Kwahlathi.Crech Kwi Music Poetry Festival. Amaciko ayobe eshoyela inkundla nanka esthombeni neminye yemi niningwano kusesthombeni ayidibaneni khona

  Usekuqinisekisile Shenge WaseHlalankosi ukuthi ubesengozini yemoto izintatha zanamuhla ngabo 4am ngase Estcourt ku N3....
22/09/2025

Usekuqinisekisile Shenge WaseHlalankosi ukuthi ubesengozini yemoto izintatha zanamuhla ngabo 4am ngase Estcourt ku N3. Ngomusa nothando Luka Nkulunkulu akathintekanga kakhulu imihuzukwana nje

14/09/2025

Isilo iNkosi uMisizulu kaZwelithini esekhwele wadilika kuMusa Xulu kanye noSABC

  nithini bathandi bakamaskandi ngaleskhulumo sika Ntencane Wamagitara Music
07/09/2025

nithini bathandi bakamaskandi ngaleskhulumo sika Ntencane Wamagitara Music

  Nansindaba layikhona laphana kwa Jackson's lifestyle ngomhlaka 20 September kuzobe kukhona Amaqwabe Twins kanye no Vus...
07/09/2025

Nansindaba layikhona laphana kwa Jackson's lifestyle ngomhlaka 20 September kuzobe kukhona Amaqwabe Twins kanye no Vusi Nova ihlelwe uNtombeziningi ningaphuthelwa

  Xolisani Mbeje ukhala ngefacebook account ekungeyona eyakhe ezenza yena ethuka bantu. Uyacela niyiyeke leyonto nifaka ...
31/08/2025

Xolisani Mbeje ukhala ngefacebook account ekungeyona eyakhe ezenza yena ethuka bantu. Uyacela niyiyeke leyonto nifaka yena enkingeni nimuqhatha nozakwabo

  leli elishiwo ngumfoka Nyembe babhemu kuliqiniso elingephikwe futhi kuyafunake ukubambisana izandla mazigezane sabanda...
31/08/2025

leli elishiwo ngumfoka Nyembe babhemu kuliqiniso elingephikwe futhi kuyafunake ukubambisana izandla mazigezane sabandawonye sonke

  Asiwuhlabe siwulawule umkhosi naba besonela umnambithi lento yokuntshontshwa kwemoto asiyazi thina lana emnambithi uku...
31/08/2025

Asiwuhlabe siwulawule umkhosi naba besonela umnambithi lento yokuntshontshwa kwemoto asiyazi thina lana emnambithi ukuthi ifika nobani asazi kodwake ngokubambisana somazi. Sacela obona lemoto azise amaphoyisa noma aye kwa Jackson lifestyle eyobachazela ukuthi ikuphi or uyibonephi kunomkomelo okhishiwe

  MENZI MUSIC uthilindelani nanku umsebenzi usendlelni okungumsebemzi westhathu ngaphansi kwegama le MENZI MUSIC
28/08/2025

MENZI MUSIC uthilindelani nanku umsebenzi usendlelni okungumsebemzi westhathu ngaphansi kwegama le MENZI MUSIC

Address

1744 Mbhele Street

Telephone

+27737803997

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when H.A.P Production posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to H.A.P Production:

  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share