Mayibongwe Dhlomo

Mayibongwe Dhlomo Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Mayibongwe Dhlomo, Digital creator, Marshallstown.

Indawo:____ Sinkhole incident maqondana nase Hullets Truck iwele phezu kwe Moto engene emgodini 🚨❗📸
28/05/2025

Indawo:____ Sinkhole incident maqondana nase Hullets Truck iwele phezu kwe Moto engene emgodini 🚨❗📸

Kube nengozi ye Tekisi kanye ne Truck e Worcester KwaZulu Natal enyantisa igazi  kudlule emhlabeni abantu abahlanu (5).I...
23/05/2025

Kube nengozi ye Tekisi kanye ne Truck e Worcester KwaZulu Natal enyantisa igazi kudlule emhlabeni abantu abahlanu (5).

Izingane ezintathu (3) kwashona abantu ababili besifazane (2) Indoda kanye nomuntu wesifazane ekuseni nge-hora lesithupha 6h00.

Location:➡️KwaZulu Natal Mfekayi N2 emva kwe Peteoport Kanye ne Hluhluwe umgwaqo uvaliwe ngenxa yengozi ye-loli.
26/03/2025

Location:➡️KwaZulu Natal Mfekayi N2 emva kwe Peteoport Kanye ne Hluhluwe umgwaqo uvaliwe ngenxa yengozi ye-loli.

20/03/2025

Location :Johannesburg E rank yama Tax ese Doornfontein, kudutshulwe kwabulawa umgibeli oyedwa odlameni lwa Matekisi

abezimo eziphuthumayo sebesendawen yesigameko

IZINDABA:UDuduzile Zuma Sambudla Kulindeleke Ukuthi Avele eNkantolo Ephakeme eThekwini Khona Namhlanje Ngo 10 Osolwa Ngo...
20/03/2025

IZINDABA:

UDuduzile Zuma Sambudla Kulindeleke Ukuthi Avele eNkantolo Ephakeme eThekwini Khona Namhlanje Ngo 10 Osolwa Ngokugqugwuzela Udlame Ngezikhathi Zomtapo {July Unrest}

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Andisiwe Napo Shumi, France Ernesto Cossa, Mfundo MK, K O...
18/03/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Andisiwe Napo Shumi, France Ernesto Cossa, Mfundo MK, K Olona Mjwara, Gazman Gazi Mphela, Luthando Lutlove Mandubu, Om'short Moletsane, Kgahliso Leshilo, Thelate Sfiso Sk Kanye, Akeelah Leeroy, Sboh Dlomo, Buhle OkaNdaba NomaMthethwa Ndaba, Mlue Mlungisi Madadase, Åntswisø Wa Måfrêßh, Muså Velebhåyi, Nogoduka Asekho, Philani Zondi, Jamersion Karriem, Hlub'elihle Mbongwa, Mini Gcebe, Bongani Phiri, Keanan Toffie, Zwivhuya Bealish Boo, Tshepo Thapedi Maboho, Ezinda Howard, Smakie Molise, Sedi Moshlie Civen, Nomazizi MaDlamini, Brothercurryhouse Witbank

Location: N2 Zikwazi Sekube Nengozi Enyantisa iGazi Kwashona Umuntu Oyedwa❗🚨.
18/03/2025

Location: N2 Zikwazi Sekube Nengozi Enyantisa iGazi Kwashona Umuntu Oyedwa❗🚨.

IZINDABA: UMongameli wase USA u Donald Trump izolo uxoshe inxusa lase South Africa Ebrahim Rasool ezweni lase Melika.Ibo...
15/03/2025

IZINDABA: UMongameli wase USA u Donald Trump izolo uxoshe inxusa lase South Africa Ebrahim Rasool ezweni lase Melika.Ibonakala ishuba inxabano ephakathi kwe Melika ne South Africa u Trump ulokhu eluqinise njalo u nswinyo alubhekise ezweni lase Ningizimu Afrika.
Uma ungumuntu ongazilandeli izindaba zeplitiki yomnotho Yamazwe Uzozitshela ukuthi kusabangwa Lento Yamabhunu Nomhlaba.Kanti Sekungaphezulu Kwalokho Obukucabanga🇿🇦 💔🇺🇸😳❗.

ASIXOXI UTHINI UMBONO WAKHO NGALOKHU?

INDAWO { Pinetown ll Durban ll KwaZulu Natal }:Kutholakale isidumbu somuntu wesifazane emanzini eseshonile imoto yakhe i...
14/03/2025

INDAWO { Pinetown ll Durban ll KwaZulu Natal }:

Kutholakale isidumbu somuntu wesifazane emanzini eseshonile imoto yakhe ikhukhulwe amanzi kade ebuya emsebenzini🚨❗😭.

Celebrating my 2nd year on Facebook. Thank you for your continuing support. I could never have made it without you. 🙏🤗🎉
13/03/2025

Celebrating my 2nd year on Facebook. Thank you for your continuing support. I could never have made it without you. 🙏🤗🎉

INDAWO:🚨Elotusville abafundi bathole imhuzoluko ngesikhathi I Taxi ekade beyigibele igingqika e Waterloo🚨
13/03/2025

INDAWO:🚨Elotusville abafundi bathole imhuzoluko ngesikhathi I Taxi ekade beyigibele igingqika e Waterloo🚨

Izulu likhithike kubantu aba wrong 🤣
22/09/2024

Izulu likhithike kubantu aba wrong 🤣

Address

Marshallstown

Telephone

+27764438795

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mayibongwe Dhlomo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Mayibongwe Dhlomo:

Share